Intentar ORO - Gratis
Kungenzeka liphinde licosuke ithimba likaNabi kwiChiefs
Isolezwe
|June 26, 2025
KUFANELE ukuba kayehli kahle kumqeqeshi weKaizer Chiefs, uNasreddine Nabi, imibiko ekhomba ukuthi esinye sezethenjwa ebhentshini lakhe, uMadji Safi, sihehwa ngetshe lemali ukuze sibuyele kwiWydad Athletic Club yaseMorocco.
USafi owafika noNabi kwiChiefs ngasekuqaleni kwesizini edlule, kuthiwa udotshwa ngezizumbulu ukuze ashiye kuMakhosi ajoyine leli qembu elisanda kuphuma kwiFifa Club World Cup eqhubekayo e-United States of America (USA).
Lokhu kungaba ngenkulu inkinga kuNabi ngoba imizamo yakhe yokuthola abadlali azoqinisa ngabo iyathembisa kodwa izophazamiseka ngenxa yokuxebuka kwamalungu amqoka ethimbeni lakhe.
Abazazi zonke bathi njengoba iChiefs ibuyele emsebenzini ngoMsombuluko, uSafi obheke ukuqina nokulungela imidlalo kwemizimba yabadlali, ubengekho eNaturena.
Esta historia es de la edición June 26, 2025 de Isolezwe.
Suscríbete a Magzter GOLD para acceder a miles de historias premium seleccionadas y a más de 9000 revistas y periódicos.
¿Ya eres suscriptor? Iniciar sesión
MÁS HISTORIAS DE Isolezwe
Isolezwe
Umsindo kuxoshwa umholi weSoul Brothers
ZIMAPEKETWANE izinto eqenjini eligubha ukuqeda iminyaka ewu-50 liyibambile insimbi ishisa emculweni wombhaqanga, iSoul Brothers, kangangoba sekunamalungu asekhonjwe indlela
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Uzochaza ngokuyamaniswa nokudliwa kwemali yebhange kwiqophamlando
UMHOLI we-Economic Freedom Fighters, uJulius Malema, uthi akukho akufihlayo njengoba eyamaniswa nokubhubhudlwa kwemali yebhange iVBS Mutual Bank
1 min
March 04, 2026
Isolezwe
Bakhala ezimathonsi umphezulu ubulala izinkomo zelobolo
UKHALA ezimathonsi umndeni waseMangqwashu, eBhambanana, eMkhanyakude, kulandela ukulahlekelwa yizinkomo zelobolo eziyisithupha, zishaywa wumphezulu emadlelweni ngeSonto
1 min
March 04, 2026
Isolezwe
Kuthikamezeke ukufunda kumiswa uthishanhloko kwesodweshu lwamakhamera
KUPHINDE kwaphazamiseka ukufunda nokufundisa esikoleni, uMkhumbane Secondary, eChesterville, izolo, kulandela ukumiswa isigubhukane kukathishanhloko
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Indida owesifazane ebulawa njengomyeni owayenamatekisi
UMNDENI wowesifazane waKwaWoza, KwaMaphumulo obulewe, usola ukuthi ukubulawa kwelungu lawo kweyamene nokubulawa komyeni wakhe owayengusomabhizinisi khona okwenzeke eminyakeni emithathu edlule
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Kubhede uhlelo Iwesiteleka abazali beshaya phansi ngonyawo
KUTHIKAMEZEKE ukufunda nokufundisa izolo esikoleni iMkhumbane Secondary, eChesterville, eThekwini, abafundi bezama ukubhikisha, kulandela ukubeka phansi oshoki kothisha abadinwe wukufakwa kwamakhamera emakilasini
1 mins
March 03, 2026
Isolezwe
Kuvele osaziwayo abazobanga u-R1 million ohlelweni Iwe-TV
UMLINGISI uWiseman Mncube noke waba nguMiss South Africa, uLalela Mswane, ngabanye bosaziwayo osekuqinisekisiwe ukuthi bazobanga isheke lika-R1 million ohlelweni lwethelevishini i-Tropika Island of Treasure.
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
Zimkhalele owesifazane obeqola izintombi zakhe
ZIMKHALELE owesifazane waseThekwini obesebaqedile abesifazane athandana nabo ngokubaqola
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
U-llano usebheke impumelelo ngohambo Iwakhe kwiBig Brother
UNEPHUPHO lokukhuthaza intsha yangakubo eNanda, ukuthi iphokophelele amaphupho ayo uLangelihle \"Ilano\" Gumede, ophume ngenxa yevoti elincane ohlelweni i-Big Brother Mzansi
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
Ingwadla kunyamalala othisha esikoleni
ZIYAQONGA izinkinga zesikole saseMgababa, iMnganiwakhe High okuke kwavela ukuthi sibhekene noxhaxha lwezinkinga ezibandakanya isihlava sokulala kothisha nabafundi
1 min
March 03, 2026
Listen
Translate
Change font size
