Facebook Pixel Ukhathazekile ngokufa kwabasebenzi abakha izakhiwo | Isolezwe - newspaper - Lee esta historia en Magzter.com
Vuélvete ilimitado con Magzter GOLD

Vuélvete ilimitado con Magzter GOLD

Obtenga acceso ilimitado a más de 9000 revistas, periódicos e historias Premium por solo

$149.99
 
$74.99/Año

Intentar ORO - Gratis

Ukhathazekile ngokufa kwabasebenzi abakha izakhiwo

Isolezwe

|

June 25, 2025

UMPHATHISWA woMnyango weMisebenzi yoMphakathi, uMnuz Martin Meyer, usezwakalise ukukhathazeka ngezigameko zokufa nokulimala kwezisebenzi lapho kwakhiwa khona kulesi sifundazwe.

Lokhu kulandela ukushona komuntu oyedwa izolo kwalimala abane abebesebenza kwenye indawo eSpringfield Park eThekwini, emuva kokuwa kwezinsimbi abebegibele kuzo.

Ngokusho kokhulumela umnyango esifundazweni uMnuz Steve Bhengu, ngoJanuwari kulo nyaka, kwalimala abasebenzi abangu-7 ngesikhathi kuwa isakhiwo esasakhiwa kuR102 ngaseKing Shaka International Airport.

MÁS HISTORIAS DE Isolezwe

Isolezwe

Iphoyisa lihujwe ngezibhamu lisolwa ngokugwazisa

IPHOYISA likaMasipala weTheku elisolwa ngokugwazisa abafuna ukuba amaphoyisa omkhandlu lihujwe wonogada okuthiwa bebehlome ngezinhlokohlela zezibhamu labaleka laze layongena emahhovisi ayikomkhulu ngeledlule.

time to read

2 mins

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Indida ngenkabi eqoshwe igonyuluka ngetulo lokusoconga uthishanhloko

UTHI uselala obenyoni uthishanhloko waseGobhela Primary Fully Service School, eMthwalume, osola elinye lamaPhini akhe ngokuthi limatasa lihlela uzungu lokumsoconga.

time to read

1 mins

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ubeselahle ithemba umbhali weThe Polygamist

U MBHALI wencwadi ethi The Polygamist, uSue Nyathi uthe le ncwadi okumanje isematheni kwabaningi, ngemuva kokuthi iphendulwe umdlalo ibisinqatshwe ukudayiswa ezindaweni eziningi.

time to read

1 min

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuhlehle icala ngezinsolo zokudedelwa ngoshwele kwababoshelwe owe-e-hailing

LIHEHLISELWE uLwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli bakhe.

time to read

2 mins

June 15, 2026

Isolezwe

Kugqame ubuhle bokuthandana kowe-picnic yezinkondlo

UMYALEZO wobuhle bothando, wubumgoka bokuthandana ngokweqiniso nokusebenzisa izindlela namasu okwehlukene ukukhombisana uthando - iyona ndikimba egqame kakhulu emcimbini wobuciko obuqala ukwenzeka nonyaka iGubhela & Friends Poetry Picnic.

time to read

1 mins

June 15, 2026

Isolezwe

USiya uhlonipha isipho ngengoma ayenze noKhuzani

I KHULUMA ngesipho esiyimpilo nezingqinamba ezihlukene abantu abaningi abadlula kuzo empilweni uma beya bekhula, ingoma ethakaselwe abaningi ezinkundleni zokuxhumana kaSiya Ntuli noKhuzani Mpungose.

time to read

1 min

June 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini

UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umunwe ukhomba eduze ngodukile

USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli

SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades

IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 min

June 12, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size