Amaqembu amaningi ayenza ibe buthaka ipolitiki ezweni
Isolezwe
|June 24, 2025
MHLELI: Ngicela ukubeka uvo lwami ngesinye sezizathu ezenza ukuba ezombangazwe eMzansi ziye ngokuba buthaka unyaka nonyaka.
-
Sikwesinye isizukulwane sosopolitiki, osopolitiki ababheke izisu zabo nokuvikeleka kwefa lezingane zabo besebenzisa udumo lwabo lwesikhashana. Ukuyingaza kukaFloyd Shivambu obengunobhala jikelele we-MK Party izinyangana ezimbalwa, kuwubufakazi bale nto engikhuluma ngayo.
Kumanje uthi uxhumana nabantu ukuzwa imibono yabo, kukhulunywe ipolitiki. Empeleni ubheke ekusunguleni elakhe iqembu. Noyise-mbumbulu lo asuka eqenjini lakhe, kwaba yiso leso ngesikhathi ekhafulwa yi-ANC. Waphuma inxiwa ethi akawushiyile uKhongolose kodwa uqhela kubantu abawungcolisile.
Esta historia es de la edición June 24, 2025 de Isolezwe.
Suscríbete a Magzter GOLD para acceder a miles de historias premium seleccionadas y a más de 9000 revistas y periódicos.
¿Ya eres suscriptor? Iniciar sesión
MÁS HISTORIAS DE Isolezwe
Isolezwe
Bakhale nangobunzima buka-2025 osaziwayo
BABONGA ukuthi baficwe yisikhathi sikaKhisimusi osaziwayo abahlukene bakuleli yize bethi unyaka ka-2025 ubunezinselelo zawo ezihlukene.
1 mins
December 24, 2025
Isolezwe
Basale bebamba amakhanda isihlobo 'sibulala' itshitshi lemuliswa
USATHUTHUMELA umndeni wetshitshi laseMbabane, eMsinga, okuthiwa libulawe yisihlobo ngeSonto, lilungiselela ukungena emgonqweni womemulo.
1 mins
December 24, 2025
Isolezwe
Bakhungathekile kubulawa owalaxaza imboni yamatekisi
UDUKUZA ebumnyameni umndeni wakwaXulu eNyamazane, KwaMaphumulo, ngemuva kokuba uhlaselwe ngabantu abangaziwa ngoMsombuluko ebusuku.
1 min
December 24, 2025
Isolezwe
Izinkanyezi
ARIES: Mar 21 - Apr 19 SEBENZA ngokuzimisela nokuzikhandla, ugxile emsebenzini wakho kusukela ekuseni
2 mins
December 24, 2025
Isolezwe
OwezeMpilo uphika eyokuvalelwa kwesiquli esibhedlela
UMNYANGO wezeMpilo KwaZulu-Natal uchitha izinsolo zokuthi uvimba esinye seziguli ezisesibhedlela iCathrene Booth, esaziwa ngokuthi yiSalvesh, eMatigulu, enyakatho yesifundazwe - ukuthi sidedelwe emva kokuphothula uhlelo lokusinquma unyawo.
1 min
December 24, 2025
Isolezwe
Imicimbi wayawaya eKZN
*Kuzobe kuhlephuka imbadada kwiTshatha Music Festival eLindizwe Stadium, KwaNongoma, lapho kuboshelwe khona uMthandeni SK, Khuzani, Somnandi, Big Zulu, Jumbo, Mayoghurt, Gatsheni, Dladla Mshunqisi, Limit, Menzi, Bahubhe, Ntencane, Njabulo Langa, Umafikizolo, Malini, Ijongo Elihle, Inkosi Yamagcokama, Qwabe Twins, Dumakahle, Sminofu, Sgwebo, Mbeje, Siya Ntuli, Mdumazi, Jaiva Zimnike, Stability, Swidi Gcabashe, NND International, MfokaMsezane nabanye.
1 min
December 24, 2025
Isolezwe
Imbibizane uKhuzani ehoxisa elinye lamanoni embangweni wengoma
K UNQOBE umculi wokholo embangweni wengoma obuphakathi komculi kamaskandi, uKhuzani \"Indlamlenze\" Mpungose nomculi wokholo, uSenzo Khumalo.
1 min
December 23, 2025
Isolezwe
UMinnie uzokhokha u-R50 000 awuthola kungafanele
UPHIKO iSpecial Investigating Unit (SIU), isifinyelele esivumelwaneni sokuthi ayikhokhe imali ayithola kungafanele umethuli wezinhlelo zakuleli, uMinnie Dlamini.
1 min
December 23, 2025
Isolezwe
IRadio Encane iphawula ngolokuhlukanisa unyaka okhozini
ISINQUMO seGagasi FM sokufaka ingwazi uLinda \"Mr Magic\" Sibiya ohlelweni lokuhlukanisa unyaka ngoDisemba 31, senze kwavela igama likaMandla \"Radio Encane\" Malakoane njengozobangisana naye abalaleli baKwaZulu-Natal ngesikhathi esifanayo kuKhozi FM.
1 min
December 23, 2025
Isolezwe
Kusize umphenyi ozimele ngesitshudeni esibulawe sagqitshwa ngepotimende
KUSIZE ukuthi uqashe umphenyi ozimele umndeni waseRoosboom, eMnambithi, okwenze sigcine sitholakele sigqitshwe ngepotimende emgodini ongashoni isidumbu sothandiweyo wawo.
1 mins
December 22, 2025
Listen
Translate
Change font size

