Intentar ORO - Gratis
Ikhathazekile i-ANC kuhlehla eyesigcawu sokubulawa kukaMxenge
Isolezwe
|June 18, 2025
I-ANC KwaZulu-Natal isiveze ukukhathazeka kwayo ngokuhlehliswa kwesigcawu esiphenya ngokushona kwesishoshovu sayo, uMnuz Griffiths Mxenge, eNkantolo eNkulu eMgungundlovu.
Lesi sigcawu esiqale ngo-Ephreli 14, kulo nyaka, sihlehliselwe u-Okthoba 9, 2025, izolo, emva kokuba uMbuso uveze ukuthi kunesidingo sokubizwa kwabathintekayo benabo noma bengenabo abameli.
Ngo-Ephreli, uPhiko IwezokuShushiswa komphakathi, iNational Prosecuting Authority (NPA), lubuyisele enkantolo leli cala okuhlanganisa nelithinta ukushona kweNkosi Albert Luthuli, ngoba lufuna kuvele ukuthi abafi bashona kanjani, nokubheka ukuthi bakhona yini okufanele bashushiswe.
UMxenge, owayengummeli aphinde abe yisishoshovu se-ANC, wabulawa ngo-1981 eMlaza, eThekwini, ngokugwazwa amanxeba awu-45, wanqunywa uqhoqhoqho.
Esta historia es de la edición June 18, 2025 de Isolezwe.
Suscríbete a Magzter GOLD para acceder a miles de historias premium seleccionadas y a más de 9000 revistas y periódicos.
¿Ya eres suscriptor? Iniciar sesión
MÁS HISTORIAS DE Isolezwe
Isolezwe
Kuhlehle icala ngezinsolo zokudedelwa ngoshwele kwababoshelwe owe-e-hailing
LIHEHLISELWE uLwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli bakhe.
2 mins
June 15, 2026
Isolezwe
Kugqame ubuhle bokuthandana kowe-picnic yezinkondlo
UMYALEZO wobuhle bothando, wubumgoka bokuthandana ngokweqiniso nokusebenzisa izindlela namasu okwehlukene ukukhombisana uthando - iyona ndikimba egqame kakhulu emcimbini wobuciko obuqala ukwenzeka nonyaka iGubhela & Friends Poetry Picnic.
1 mins
June 15, 2026
Isolezwe
USiya uhlonipha isipho ngengoma ayenze noKhuzani
I KHULUMA ngesipho esiyimpilo nezingqinamba ezihlukene abantu abaningi abadlula kuzo empilweni uma beya bekhula, ingoma ethakaselwe abaningi ezinkundleni zokuxhumana kaSiya Ntuli noKhuzani Mpungose.
1 min
June 15, 2026
Isolezwe
Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini
UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Umunwe ukhomba eduze ngodukile
USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli
SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades
IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta
UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingane iphuze i-energy drink yashona
UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.
1 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!
SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).
1 min
June 11, 2026
Listen
Translate
Change font size

