Facebook Pixel Uthembisa lukhulu okhuza ibuya emculweni | Isolezwe - newspaper - Lee esta historia en Magzter.com
Vuélvete ilimitado con Magzter GOLD

Vuélvete ilimitado con Magzter GOLD

Obtenga acceso ilimitado a más de 9000 revistas, periódicos e historias Premium por solo

$149.99
 
$74.99/Año

Intentar ORO - Gratis

Uthembisa lukhulu okhuza ibuya emculweni

Isolezwe

|

June 18, 2025

EMUVA kweminyaka kungaziwa ukuthi kwenzakalani ngekusasa lakhe emculweni, uSiphokazi Maraqana-Mohapi, usephumele obala ngezingqanamba ebezimxakile.

- CHARLES KHUZWAYO

Uthembisa lukhulu okhuza ibuya emculweni

USiphokazi wodumo lwengoma ethi Amacala, umemezele ngesitatimende ukuthi usengumculi ozimele emuva kokuphazamiseka ohambweni lakhe lomculo.

"Eminyakeni ewu-16, bengingenasivumelwano futhi ngingaphethwe wumuntu. Yize kufanele ngabe kade ngayenza le ncazelo kodwa ngithe angiyenze ngenxa yothando lomculo nasekuhlonipheni abalandeli bami nendima yomculo."

Uthe nakuba kunjalo kodwa uyohlale eyithulela isiggoko inkampani eyavumbulula ikhono lakhe, iNative Rhythm.

"Ngiyayibonga inkampani eyangisiza ngokwethula iphimbo lami emhlabeni. Leso sahluko sangiguqula futhi sanginikeza amathuba engiyohlale ngiwatusa." Uthe njengamanye amaciko naye uhlangabezanile nezingqinamba nezinselelo njengokunqindeka ekukhuleni emculweni, ikakhulukazi njengomuntu wesifazane.

MÁS HISTORIAS DE Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Kuhlehle icala ngezinsolo zokudedelwa ngoshwele kwababoshelwe owe-e-hailing

LIHEHLISELWE uLwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli bakhe.

time to read

2 mins

June 15, 2026

Isolezwe

Kugqame ubuhle bokuthandana kowe-picnic yezinkondlo

UMYALEZO wobuhle bothando, wubumgoka bokuthandana ngokweqiniso nokusebenzisa izindlela namasu okwehlukene ukukhombisana uthando - iyona ndikimba egqame kakhulu emcimbini wobuciko obuqala ukwenzeka nonyaka iGubhela & Friends Poetry Picnic.

time to read

1 mins

June 15, 2026

Isolezwe

USiya uhlonipha isipho ngengoma ayenze noKhuzani

I KHULUMA ngesipho esiyimpilo nezingqinamba ezihlukene abantu abaningi abadlula kuzo empilweni uma beya bekhula, ingoma ethakaselwe abaningi ezinkundleni zokuxhumana kaSiya Ntuli noKhuzani Mpungose.

time to read

1 min

June 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini

UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umunwe ukhomba eduze ngodukile

USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli

SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades

IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta

UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ingane iphuze i-energy drink yashona

UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.

time to read

1 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!

SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).

time to read

1 min

June 11, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size