Versuchen GOLD - Frei

OweChiefs uncamela isibhaxu kweyokuzicija eNetherlands

Isolezwe

|

July 16, 2025

UMDLALI wasesiwini weKazier Chiefs, uGeorge Matlou, ufongqe isigqoko kubalandeli ebancenga ngokuthi bangayifaki ezinhliziyweni imiphumela abayithola njengoba bedlala eyobungani ewuchungechunge eNetherlands, lapho bezicijela isizini entsha yeBetway Premiership.

- MTHOKOZISI MNCUSENI

Kusukela iChiefs ifikile eNetherlands, ayikaze ithole umphumela oncomekayo kodwa uMatlou obekhuluma nethimba laleli qembu laseNaturena labezindaba muva nje, akaboni kufanele kunakwe kakhulu imiphumela.

Amakhosi esishicilele lo mbiko engakawudlali owesine wobungani izolo, ne-PEC Zwolle, aye kuwona esekhale ngaphansi kwiVitesse (2-1), FC Utrecht (4-0) ne-NEC Nijmegen (1-0).

NgokukaMatlou, iChiefs isendaweni efanele eNetherlands, egqishe ngamaqembu eqophelo eliphezulu yize imiphumela ingavumi kodwa umvuzo uzobonakala uma sekugala isizini.

WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Umlingisi uphika eyokuthandana nowayengumdlali webhola

UMLINGISI ophinde abe wumculi uNomcebo \"Dot\" Mthethwa usezikhahlele ngazo zombili izindaba zokuthi usothandweni oluvutha amalangabi ngowayengumgadli weKaizer Chiefs neSundowns, uKhama Billiat.

time to read

1 min

February 19, 2026

Isolezwe

Kukhalwa ngesibhedlela

UMNDENI wowesifazane waseGlencoe, ukhomba ngenjumbane ubuholi besibhedlela iDundee Provincial, eDundee, ngobudedengu osola ukuthi buholele ekushoneni kwelungu lawo, uNkk Martha Mlangeni.

time to read

1 mins

February 19, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Owama-piano uxwayisa amantombazane ‘ngamaqili asemadolobheni’

UMCULI wama-piano okwabangaconsi phansi kule ndima, uNobantu Vilakazi usedalule ukuthi ukuzela impilo yasedolobheni ngobuso nokujaha izinto eziza kalula ngenye yezinto ezilimaza abantu besifazane, ikakhulu amantombazane asuke efika edolobheni.

time to read

1 min

February 19, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UMakhadzi ululame ngaphambi kwesikhathi ebesilindelekile

ULULAME ngaphambi kwesikhathi abezitshela ukuthi uzolulama ngaso umculi uMakhadzi owalimala engozini yemoto ngoDisemba 31.

time to read

1 min

February 18, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ukulingisa indawo yoMfundisi sekushintshe impilo yowo Zalo

UKULINGISA indawo yokuba wumfundisi sekushintshe nempilo yomlingisi woZalo, uSimphiwe Majozi, othi usemenywa emasontweni futhi usesondelene noNkulunkulu.

time to read

1 mins

February 18, 2026

Isolezwe

Bavele babhocobala begixabezwa odilikajele abasoconga uthishanhloko

INKANTOLO eNkulu yaseMgungundlovu, izolo, ibagixabeze ngodilikajele abesilisa ababili abebethweswe wuMbuso icala lokusoconga uthishomkhulu wasesikoleni sase Hammarsdale, iSikhethuxolo High.

time to read

1 mins

February 18, 2026

Isolezwe

Liyathuthumela ikhansela elisinde lidutshulwa

LIYATHUTHUMELA ikhansela le-EFF kuMasipala waseNewcastle, uNksz Ayanda Mkhwanazi, elisinde lidutshulwa.

time to read

1 min

February 18, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ufuna ubulungiswa umaskanda ngendodana yakhe 'ebulawe abalamu'

UMCULI kamaskandi, iChwane Lebhaca, uthi ufuna ubulungiswa kuboshwe abalisa abashaye babulala indodana yakhe ngensimbi ekhanda, ngoba beyithole ihleli nodadewabo akade ineminyaka ithandana naye futhi benengane.

time to read

1 min

February 18, 2026

Isolezwe

I-Uber ne-Bolt engcupheni yokungasebenzi kuleli

EZOKUTHUTHA ezidumile eNingizimu Afrika ezihlanganisa i-Uber ne-Bolt zingase zizithole sezigejana nomthetho njengoba sekushaywe imithetho emisha ukulawula izimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile.

time to read

1 min

February 17, 2026

Isolezwe

Akayingeni eyokungcwaba uyise ongamondlanga

OWESILISA waseCopesville, eMgungundlovu, ushaya phansi ngonyawo uthi ngeke amngcwabe uyise ngoba akazange amondle futhi akazange amphathe kahle esadla anhlamvana.

time to read

2 mins

February 17, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size