Versuchen GOLD - Frei
Masingathalalisi umdlavuza wezicubu uyabulala
Isolezwe
|June 17, 2025
ZININGI izinhlobo zemidlavuza, eminye yilona okhula uhlume ezicutshini. Njengoba izicubu zigcwele umzimba wonke, lokhu kuchaza ukuthi le nhlobo yomdlavuza ungahluma ukhule kuyo yonke indawo lapho kunesicubu khona.
-
Kuleli viki esiphuma kulona ngihlangane nomfana omncane obenesigaxakazi ehlombe. Elandisa, uthi waqala ukusiqaphela ngasekupheleni konyaka odlule. Ubelokhu ephuma engena ezikhungweni zezempilo ebika lesi sigaxa nobuhlungu obukhulu obuhambisana naso kodwa bekuyima kuthathwe isicubu siyohlolwa ekuqaleni kwale nyanga esikuyo uJuni, nonyaka.
Isimo esinjena sibuhlungu kakhulu.
Lapha sinomfana omncane obekade ephuma engena ezikhungweni kodwa wenzelwa phansi indlela yokusebenza kwabezempilo, namuhla uselengelwa isimo esibucayi ngale ndlela, ngaleso sikhathi izinhlungu ziyamangalisa kulesi sigaxa. Kuyezwela kakhulu ukubona ingane esencane ibhuqabhuqwa yilesi simo, ibe ithi yeza kithi kwabezempilo iqhubu lisanda kuhluma.
Sekukaningi sihlangana nalo mdlavuza wezicubu (soft tissue sarcoma) kwabancane nabadala futhi awukhethi bulili. Phambilini, sike sabhala kule ngosi ngawo lo mdlavuza lapho sasiqeda kwelapha le nhlobo yomdlavuza kwesinye seziguli sesifazane. Kusona izigaxa zaziphume nasemlonyeni. Ngenhlanhla wafika kudokotela wasesibhedlela i-Addington ongamfihlelanga, nongamlibazisanga ngokulokhu enza izinhlelo zokuqiniseka, ibe ibhasi ibhaliwe.
Diese Geschichte stammt aus der June 17, 2025-Ausgabe von Isolezwe.
Abonnieren Sie Magzter GOLD, um auf Tausende kuratierter Premium-Geschichten und über 9.000 Zeitschriften und Zeitungen zuzugreifen.
Sie sind bereits Abonnent? Anmelden
WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe
Isolezwe
UMaKhwela uphawula ngokufika esithenjini sakwaMseleku
UNKOSIKAZI wesihlanu kaMusa Mseleku uSamkelisiwe Khwela osephumele obala okokuqala ngokungena esithenjini nokugqama ohlelweni uThando Nesithembu
1 min
February 26, 2026
Isolezwe
Kukhalwa ngedimoni esikoleni 'esinothisha ababhubhisa abafundi ngocansi'
BAVUTHA bengabaselwe abazali babafundi besikole saseMgababa, uMnganiwakhe High, bekhala ngedimoni lothisha abasolwa ngokuzitika ngocansi nabafundi.
2 mins
February 26, 2026
Isolezwe
Ugcine emxolelile uyise obengayizwa eyokumngcwaba
LUGCINE lugobile uphondo, wamngcwaba uyise owesilisa waseCopesville, eMgungundlovu, kulandela ukushaya phansi ngonyawo isikhathi eside ethi ngeke amngcwabe.
1 mins
February 26, 2026
Isolezwe
USbahle ukhathazwa abasamgcona ngokulimala kwakhe
UKHALA ngabantu abasaqhubeka nokuyigcona ngokulimala kwayo engozini yemoto indodakazi kaSbusiso Mpisane, uSbahle, eyaba sengozini yemoto eyayishiya ilimele kabi
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Odilikajele kwabanquma umuntu uqhoqhoqho ngebhodlela
BAPHELELWE amagama abesilisa ababili baseNanda ngesikhathi iNkantolo yesiFunda yaseNtuzuma ibagixabeza ngesigwebo sikadilikajele umuntu ngamunye ngecala lokunquma owesilisa uqhoqhoqho.
1 mins
February 25, 2026
Isolezwe
Kusolwa uXaba ngokuba nesandla sensimbi ezinganeni
Kusolwa uVJ Xaba ngokuba nesandla esingafani ezinganeni zakhe njengoba abaningi bemgxeke ngokungaphathi kahle enye yamadodana akhe uNdu esiqeshini sakamuva
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Utholwe elenga nezidumbu zamadodakazi owesilisa waseVerulam
KUSOLWA ukuthi uqale wabulala amadodakazi akhe amabili eneminyaka engu-4 nengu-7, owesilisa (37) waseVerulam, eThekwini, yena wase ezikhunga.
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Kuphela ukuqagela ngabaqhathwe kumaMetro FM Music Awards
NAPHEZU kokuthi amaqembu ezepolitiki ezwakalise ukukhathazeka ngoxhaso luka-R20 million lwamaMetro FM Music Awards eThekwini nonyaka, amalungiselelo ayaqhubeka njengoba ngoLwesine kuzomenyezelwa abaqokiwe.
1 min
February 24, 2026
Isolezwe
Indodana kasomatekisi (33) ecaleni lokudlwengula nokukhulelisa ona-14
SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.
2 mins
February 24, 2026
Isolezwe
Bafe olwembiza bethola isidumbu sikathishanhloko
BAKHUNGATHEKILE ngokufa kukathishanhloko wesikole iMbonambi Primary, KwaMbonambi, okuvela ukuthi utholwe eshe wangqongqa emotweni yakhe ngoMgqibelo.
1 mins
February 24, 2026
Listen
Translate
Change font size

