Newspaper
Isolezwe
Kuzoqokwa ithimba elizobuyekeza izinga lokuphasa ezikoleni
KUZOBUNJWA ithimba elizophenya ngokuthi kumele linyuswe yini izinga lokuphasa kuleli, nokuthi kuziphi izifundo. Leli thimba lizoluleka uNgqongqoshe weMfundo eyisiSekelo uNksz Siviwe
1 min |
July 11, 2025
Isolezwe
Kuningi esikufunda kuMngqithi: Dikgacoi
IPHINI lomqeqeshi weLamontville Golden Arrows, uKagiso Dikgacoi, likubona kuyithuba eliyingqayizivele ukusebenza noManqoba Mngqithi njengoba leli qembu lilungiselela isizini ka-2025/26.
1 min |
July 11, 2025
Isolezwe
UMantashe ukhuza eyokuqokwa kwamakhansela angafundile
USIHLALO we-ANC, uMnuz Gwede Mantashe, usechithe amakhansela angafundile wathi njengoba kubhekwe okhethweni abafuni kukhethwe abantu ngenxa yodumo, kodwa ngokuthi bayaboniswa encwadini.
1 min |
July 11, 2025
Isolezwe
Kubhekwe lukhulu kuRamaphosa ozokhuluma ngolukaMchunu
W'ONKE amehlo azobe ethe njo kuMengameli Cyril Ramaphosa, ozokwenza isimemezelo ngodaba lwezinsolo ezishaqisayo ezibhekene noNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Senzo Mchunu (osesithombeni).
1 min |
July 11, 2025
Isolezwe
Ukhale ngezishaqane zakhe ezisebhange elahlwa elokubulala
UKHALE ngoR500 000 wakhe osebhange, athe ngeke akwazi ukufinyelela kuwo ukuze aqhubeke nokondla izingane zakhe uSfundo Bhengu (40), ezicelela ejajini laseNkantolo eNkulu yaseThekwini, izolo, ukuthi limshaye ngoswazi oluncane.
1 min |
July 11, 2025
Isolezwe
Inkantolo yase-Europe ivune uCaster
INkantolo Yase-Europe yamaLungelo Abantu ikhiphe isinqumo sokuthi iNkantolo ePhakeme yaseSwitzerland ayibenzanga ubulungiswa ngesikhathi inqaba ukulalela izikhalo zomsubathi wakuleli, uCaster Semenya.
1 min |
July 11, 2025
Isolezwe
Owe-Orbit uveza okufiswa uSaleng obolekwe kwiPirates
UMQEQESHI we-Orbit College, uPogiso Makhoye, usephumele obala ngokufiswa nguMonnapule Saleng osanda kubolekiswa yi-Orlando Pirates kuleli qembu elikhushulelwa esigabeni seBetway Premiership.
1 min |
July 11, 2025
Isolezwe
Ubuyele ekhaya ezofeza isifiso sakhe emculweni
UKHETHE ukuthi abuye eMelika, ukuze azokwenza umculo we-piano, uSmiso Shezi ozalwa eGreytown.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Kuzogujwa ubuhle base-Afrika emcimbini walo nyaka wamaSatma
KULINDELEKE ukuthi kubungazwe ubuhle bezwekazi i-Afrika emcimbini walo nyaka wamaSATMA, abahleli bawo asebememezele ingqikithi yalo nyaka baphinde bakhuthaza abafuna ukungenela ukuthi bagale bathumele izicelo zabo.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Ungqongqoshe uzifake ogibeni evuma ukwazi amphika ePhalamende
ANGASE abhekane necala lokudukisa iPhalamende uNgqongqoshe wamaPhoyisa okhungethwe yizinkinga, uMnuz Senzo Mchunu, emva kokuba evume ukwazana nomuntu athi akamazi ngesikhathi ebuzwa ngaye ePhalamende.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
ISassa nekhwelo lokubekezela kucutshungulwa abathola imali engxenye
ISIKHUNGO esiholela izibonelelo zikahulumeni, iSouth African Social Security Agency (SASSA), sesinxuse abahlomulayo ukuba bahloniphe uhlelo lokucutshungulwa kwezibonelelo.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
UMulaudzi ubheke ukuqhubeka nomgqigqo kowe-Absa eThekwini
NSEPHE yomgijimi, uKabelo Mulaudzi, isha Lamashushu ngokuqhubeka nokwenza kahle emjahweni owuchungechunge i-Absa RUN Your City Series njengoba iyogijima kowe-Absa Run Your City Durban 10km, eThekwini, ngeSonto.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
OwePirates ugonyuluke ngokumenza ehluke kuNabi
UMQEQESHI omusha we-Orlando Pirates, u-Abdeslam Ouaddou, ugonyuluke ngezizathu ezimenza angakholelwa ekutheni umqeqeshi omusha kufanele afike nebhentshi lakhe eqenjini elisuke limqasha.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
UKadodia udalula okumchaze kuHunt osezopheka iCity
USIHLALO weDurban City, uFarook Kadodia, uthe ubone kufanele baqoke umqeqeshi osezingeni likaGavin Hunt onamagalelo namava angayiwa kwesokuqeqesha leli qembu ngenxa yezinhloso ezinkulu abanazo esigabeni seBetway Premiership.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Idinwe yagana unwabu imantshi ngommeli obambezela icala
IHLULEKILE wukuzibamba imantshi eNkantolo yeMantshi yaseThekwini, yashiya engalazi ngokuziphatha kommeli ecaleni lokubulawa kwesisebenzi seSouth African Container Depot (SACD), okuthiwa sabulawa ngasekuqaleni konyaka abesilisa esasisebenza nabo.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Uzohlonishwa namadoda ayizingwazi
UMLINGISI wakuleli uJimmy \"Mjimiseni\" Magubane Mthembu ukwabazohlonishwa emqhudelwaneni wezindondo iTop 100 Influential Men and Artes Awards eSibaya Zulu Theatre, eThekwini ngoJulayi 19.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Isifudumezi sibeka umhlaba engcupheni
ININGIZIMU Afrika isesikhathini sobusika lapho amazinga amazinga okushisa ehlile.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
I-ATM ithathe isinqumo esifanele ngokushintsha ubuholi
MHLELI: Ngiyasincoma isinqumo esithathwe wubuholi be-ATM ngokugudluza uMnuz Vuyolwethu Zungula kwesokuba ngumengameli waleli qembu kuzwelonke. Nokho ngizocela ukuxolisa ukuthi sengiveza inkinga yami ngabanye abaholi bezombusazwe ngodaba oluthinta uMnuz Zungula, njengoba sekushintshwe ubuholi bakhe kwi-ATM.
2 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Abomculo abathi vu ngokudale bahlukane
YIZE kuhlukene inhloko nesixhanti phakathi komculi wamapiano, uSipho \"Mfana Kah Gogo\" Mbonambi nenkampani abeqopha ngaphansi kwayo iDurban Base Entertainment kodwa namanje ayikaziwa imbangela.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
UChislett nentshisekelo yokubuyisela esicongweni iChiefs
UZIMISELE ukusiza iqembu ukuthi libuyele endaweni yalo yokuba ngelinye lasatshwayo futhi anqoba izicoco eNingizimu Afrika umdlali omusha wasesiswini weKaizer Chiefs, u-Ethan Chislett.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
UMaponyane ukhuza eyokuchizelwa kwabeSundowns
OMUNYE wabadlali abazakhela igama ebholeni laseNingizimu Afrika eminyakeni edlule, uMarks \"Go Man Go\" Maponyane, uxwayise ngobungozi bokulaxaza abadlali beMamelodi Sundowns kwiBafana Bafana ngenxa yeminyaka yabo. Kusukela umqeqeshi weBafana, uHugo Broos, athatha lo msebenzi leli qembu lesizwe likhombisa ukudlondlobala ebholeni lase-Afrika.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Umlingisi ongumzwilili uvuke wazithatha emculweni
UMZWILILI wodumo lwengoma ethi More Than You nethi Is'bhanxa, uMoneoa Moshesh-Sowazi, uthembisa lukhulu emcimbini awenza neHidden Spaces, Izandla Ezisikelelekileyo: An Intimate Evening with Moneoa eHard Rock Cafe, eSandton ngoMgqibelo ngo-7 ebusuku.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Uwela ngelibanzi ngokufuya nemfashini oncele ibhizinisi ekhaya
UKUNGASUKI kuyise owabakhulisa ngebhizinisi kwabo, futhi owayenesitolo endaweni kwenze uNkk Mbali Mathenjwa-Ngwenya wakhula eqonda ubumqoka bokubeka imali, ukuyonga nokuba ne nto ozoma ngayo empilweni, unganciki entweni eyodwa kuphela.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Kugobe uphondo kwiNgonyama Trust kolwababekhokhishwa imali yokukhonza
LUGOBILE uphondo esikhwameni esigade umhlaba kaZulu, iNgonyama Trust, njengoba sigcine sivumile ukukhokha izigidi zamaRandi, ezaqoqwa ebantwini ababekhokhiswa imali yokukhonza ezindaweni zamakhosi.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
I-ANC izoziqhatha nabantu uma ingamxoshi uMchunu: umhlaziyi
UNGOTI wezepolitiki uxwayisa i-ANC ngokuthi izobhekana nolaka lwabavoti okhethweni lohulumeni basekhaya lwangonyaka ozayo
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Kufezeke iphupho kodlale okokuqala kwiBanyana koweWafcon
UHLOSE ukulisebenzisa ngokuphelele ithuba lokuncela ulwazi kwelinye lamaqhawe akhe, uJermaine Seoposenwe, umgadli omusha weBanyana Banyana, uRonnel Donnelly.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
I-ANC ithimuliswa uhlu Iwabazovota okhethweni abayizipoki
BASHAYA amakhala abaholi be-ANC ngohlu lwabantu abazovota okhethweni lokuchibiyela oluzokuba kuMasipala wasebaQulusini.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
OwoZalo kumsizile ukuhlaba ikhefu kwi-hip hop
KUTHELE izithelo kumrepha odabuka eBergville, uBandile \"Dr Bone\" Maphalala ukuhlaba ikhefu emculweni maqede wagxila ekulingiseni.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Bakhala ngesihlava sokukhulelwa kwezingane ezina-10
LIFUNA bathathelwe izinyathelo ezinqala abakhulelisa izingane ezincane kuleli, ezinye zazo ezineminyaka engu-10, iPhini likaNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli elibhekele abesiFazane, iNtsha kanjalo nabaPhila nokuKhubazeka, uSteve Letsike. Likusho lokhu izolo, ngesikhathi kunesithangami sokubhunga ngalesi sihlava ezweni.
1 min |
July 10, 2025
Isolezwe
Kuse ngokunye belahlwa icala lokubulala umfundi
KUHLWE emini kubamangalelwa ababili ebebesolwa ngecala lokubulala ngesihluku umfundi waseDurban Girls Secondary, ijaji libalahla ngecala lokubulala eNkantolo eNkulu yaseThekwini, izolo.
1 min |