Versuchen GOLD - Frei

Bakhala ngesihlava sokukhulelwa kwezingane ezina-10

Isolezwe

|

July 10, 2025

LIFUNA bathathelwe izinyathelo ezinqala abakhulelisa izingane ezincane kuleli, ezinye zazo ezineminyaka engu-10, iPhini likaNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli elibhekele abesiFazane, iNtsha kanjalo nabaPhila nokuKhubazeka, uSteve Letsike. Likusho lokhu izolo, ngesikhathi kunesithangami sokubhunga ngalesi sihlava ezweni.

- MHLENGI SHANGASE

Uthe lesi sihlava asibeki engcupheni impilo yezingane ezisuke zikhulelwe zisencane kodwa sizinqinda ukuthi ngomuso zibe ngokuthile.

"Ukukhulelwa kwezingane zisencane kuphuca lezi zingane ikusasa lazo. Kudingeka sibambisane ukulwa nalesi sihlava njengoba izibalo ziveza ukuthi nyakenye kwakhulelwa izingane ezisencane ezingu-90 000," usho kanje.

Kulezi uthe ezingu-2 328 zineminyaka engu-10 kuya kwengu-14.

WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Uthisha ocula umaskandi ugile izimanga ku-matric

UMCULI kamaskandi obalwa nabahamba phambili kulezi zinsuku, uKhetha \"Maganga Thishela\" Mlotshwa, uhambela phezulu kulezi zinsuku emuva kokuthi isifundo sakhe siphaswe ngo-100%.

time to read

1 min

January 16, 2026

Isolezwe

Usizi kothisha abangatohozi beqhinqa emahhovisi oMnyango wezeMfundo

ABIKA usizi othisha abangasebenzi uma bechaza ngesimo abazithola bebhekene naso sokuphela kwesikhathi eside bengaqasheki.

time to read

2 mins

January 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Owokholo ubalisa ngokushona kukazakwabo

NGWAZI yomculo wokholo, uMfu Sam \"Makitaza\" Zondi, ibalise ngokudlula emhlabeni kukazakwabo uNoxolo \"Before\" Biyela weMvuselelo Yesizwe.

time to read

1 min

January 15, 2026

Isolezwe

Ochaze uBig Zulu kwiLast Dance akaphoxanga naku-matric

IPHASE ngamalengiso intokazi egeze ubebebe womrepha uBig Zulu nezithameli kwiLast Dance Music Experience eRoyal Showgrounds eMgungundlovu, ngoNcibijane, u-Akhona Msimango.

time to read

1 min

January 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith

KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.

time to read

1 mins

January 14, 2026

Isolezwe

Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing

SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.

time to read

1 min

January 14, 2026

Isolezwe

Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa kaTshatha

BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi woKhozi FM, uKhathide \"Tshatha\" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi.

time to read

1 mins

January 14, 2026

Isolezwe

Umaskanda uyokwenza izifundo zobunjiniyela

NKOLELO yokuthi umaskandi wumculo wabantu abangancwadile sekuyinto yayizolo.

time to read

1 min

January 14, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric

SAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.

time to read

1 mins

January 13, 2026

Isolezwe

Lehlile okungayephi izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele

LITHE ukwehla kancane izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele.

time to read

1 min

January 13, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size