استمتع بـUnlimited مع Magzter GOLD

استمتع بـUnlimited مع Magzter GOLD

احصل على وصول غير محدود إلى أكثر من 9000 مجلة وصحيفة وقصة مميزة مقابل

$149.99
 
$74.99/سنة

يحاول ذهب - حر

Owe-ANC uyamaniswa nemoto eyathengela izinkabi ukudla

January 22, 2026

|

Isolezwe

UMHOLI we-ANC, uDkt Ntuthuko Mahlaba, uyamaniswa nemoto eyathengela ukudla izinkabi ezabulala ufakazi ecaleni lokubulala ayebhekene nalo

- SABELO NSELE

Owe-ANC uyamaniswa nemoto eyathengela izinkabi ukudla

Icala lokubulala lagcina lihoxiswa emva kokubulawa kukafakaziKuvele ukuthi imoto eyabonakala ithengela izinkabi okuya ngasethunjini ngosuku olwandulela usuku okwabulawa ngalo ufakazi woMbuso, uMnuz Martin Sithole, yayitshelekwe nguMahlaba komunye umholi we-ANC oqavile esifundeni iMbuso Kubheka.

Lokhu kuhlaluke eNkantolo eNkulu eMgungundlovu izolo, ngesikhathi kulalelwe icala lokubulawa kukaSithole nomngani wakhe, uMnuz Buthanani Shange.

USithole wabulawa ngo-2019. UMahlaba oyilungu lesiShayamthetho KwaZulu-Natal, uke waba wumphathiswa wokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal, waba wumphathiswa wezeMidlalo, ezobuCiko namaSiko, waba umgcinimafa we-ANC esifundazweni.

المزيد من القصص من Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Owe-ANC uyamaniswa nemoto eyathengela izinkabi ukudla

UMHOLI we-ANC, uDkt Ntuthuko Mahlaba, uyamaniswa nemoto eyathengela ukudla izinkabi ezabulala ufakazi ecaleni lokubulala ayebhekene nalo

time to read

1 mins

January 22, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ingxabano kujatshulelwa ingoma kaKwesta

UMDIDIYELI wezingoma ohlonishwa e-Afrika namaphethelo, uThemba \"DJ Maphorisa\" Sekowe, ubhoboke ngobuhlungu asezwiswe bona iminyaka eyisishiyagalolunye emuva kokuphrojusa unqambothi lwengoma yomrepha uSenzo \"Kwesta\" Vilakazi ethi Ingud.

time to read

1 min

January 22, 2026

Isolezwe

Ubonge ukwesekwa 'owatinyelwa' ngomzimba wakhe

NGESIKHATHI sinyuka isibalo sabeseka umkhankaso wokuthi kuvalwe iPiano Pulse Podcast kwiYouTube ngenxa yenkulumo \"egxeka\" uThatohatsi ngomzimba wakhe, lo mculi ubonge abamesekile.

time to read

1 min

January 20, 2026

Isolezwe

Bathi ungenwe 'amadimoni' osole uMfundisi ngokumphuca ubuntombi

\"Ngabe senza elikhulu iphutha uma sivezela izwe lonke ukuthi unani owesifazane futhi njengebandla ngabe sikhombisa ubudedengu obukhulu.

time to read

1 mins

January 20, 2026

Isolezwe

Owamapiano uziqhathe noJulius Malema

KUSHAQEKE abantu abaningi ngesikhathi umholi we-EFF uJulius Malema esongela futhi egibela ngenhlamba umculi wamapiano uDaliwonga Matiwane ngeSonto ekuseni.

time to read

1 min

January 20, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Baphefumula ngoMbhishobhi osolwa ngokugwazela ijaji ngo-R2m

BAVUTHA bengabaselwe abefundisi bamahlelo ehlukene benhlangano, iReformed Independent Church Association (RICA) abasola isandla semfene ngokugqunywa ejele kukaMbhishobhi Michael Sandlwana webandla i-International Pentecostal Holiness Church (IPHC).

time to read

2 mins

January 20, 2026

Isolezwe

Isolezwe

'Uvume elokubulala umakhelwane' emsola ngokuntshontshana nomkakhe

UBESOLA umufi ngokuntshontshana nomkakhe umakhelwane ozinikele emaphoyiseni ngoLwesihlanu, ngelokubulala owesilisa waseCoffee Farm, KwaNdengezi, owaduka ngasekupheleni konyaka odlule.

time to read

1 mins

January 19, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ukugula kwenza uL'vovo wasaba ukuphumela phandle

UMCULI we-kwaito, uL'vovo Derrango, ugonyuluke ngobuhlungu bokuhlaselwa yisifo sohlangothi ngo-2022, athi kwamenza wasaba ngisho ukuphuma phandle abonwe ngabantu.

time to read

1 min

January 19, 2026

Isolezwe

Kuhliphizwe isidleke samaphara emgwaqweni ongenela e Thekwini

UMASIPALA weTheku ugcine uyisukumele eyokususa abantu abadla izidakamizwa bese begcaluza ngezinyawo emgwaqweni uChe Guevara ongaphansi kowuthelawayeka u-M4, obheke eningizimu.

time to read

1 mins

January 19, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kugalwe umkhankaso wokunikelela ophume kwiBig Brother Mzansi

SEKUQALWE umkhankaso wokuphosa imali yokweseka uMarcia \"Cia\" Morata okhishwe ohlelweni iBig Brother Mzansi ngoLwesihlanu ebusuku, emuva kokubanjwa umunyu wakhala ngenxa yezifo eziyamaniswa nengqondo.

time to read

1 min

January 19, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size