يحاول ذهب - حر
Kuhliphizwe isidleke samaphara emgwaqweni ongenela e Thekwini
January 19, 2026
|Isolezwe
UMASIPALA weTheku ugcine uyisukumele eyokususa abantu abadla izidakamizwa bese begcaluza ngezinyawo emgwaqweni uChe Guevara ongaphansi kowuthelawayeka u-M4, obheke eningizimu.
Sekuphele iminyaka engaphezu kuka-10 abafokazi abayimilutha yezidakamizwa bedlala umacashelana nezikhulu zikamasipala - behlala ngenkani esigangeni esise-Albert Park nakwezinye izindawo edolobheni. Bebexoshwa kwenye indawo, batholakale sebevumbuke kwenye. Bake bagxumeka amatende abo eduze nojantshi wesitimela ngase-Albert Park - basuswa, babuye babuyela.
Bese kuphele izinyanga ezimbili bengenise endaweni entsha ekuChe Guevara obekubeka engcupheni impilo yabashayeli neyabo uqobo laba abayimilutha ngoba bebedle umzila womgwaqo begxumeke kuwo amatende. Ngaphambi kwalokho bebesuswe ku-M4 ongenela edolobheni uma uqhamuka eNingizimu.
NgoLwesihlanu, umasipala ubugxile ekushaneleni imigwaqo, ukucosha udoti, washaya phansi namatende abegxunyekwe amaphara ngokungemthetho.
هذه القصة من طبعة January 19, 2026 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
'Uvume elokubulala umakhelwane' emsola ngokuntshontshana nomkakhe
UBESOLA umufi ngokuntshontshana nomkakhe umakhelwane ozinikele emaphoyiseni ngoLwesihlanu, ngelokubulala owesilisa waseCoffee Farm, KwaNdengezi, owaduka ngasekupheleni konyaka odlule.
1 mins
January 19, 2026
Isolezwe
Ukugula kwenza uL'vovo wasaba ukuphumela phandle
UMCULI we-kwaito, uL'vovo Derrango, ugonyuluke ngobuhlungu bokuhlaselwa yisifo sohlangothi ngo-2022, athi kwamenza wasaba ngisho ukuphuma phandle abonwe ngabantu.
1 min
January 19, 2026
Isolezwe
Kuhliphizwe isidleke samaphara emgwaqweni ongenela e Thekwini
UMASIPALA weTheku ugcine uyisukumele eyokususa abantu abadla izidakamizwa bese begcaluza ngezinyawo emgwaqweni uChe Guevara ongaphansi kowuthelawayeka u-M4, obheke eningizimu.
1 mins
January 19, 2026
Isolezwe
Kugalwe umkhankaso wokunikelela ophume kwiBig Brother Mzansi
SEKUQALWE umkhankaso wokuphosa imali yokweseka uMarcia \"Cia\" Morata okhishwe ohlelweni iBig Brother Mzansi ngoLwesihlanu ebusuku, emuva kokubanjwa umunyu wakhala ngenxa yezifo eziyamaniswa nengqondo.
1 min
January 19, 2026
Isolezwe
Uthisha ocula umaskandi ugile izimanga ku-matric
UMCULI kamaskandi obalwa nabahamba phambili kulezi zinsuku, uKhetha \"Maganga Thishela\" Mlotshwa, uhambela phezulu kulezi zinsuku emuva kokuthi isifundo sakhe siphaswe ngo-100%.
1 min
January 16, 2026
Isolezwe
Usizi kothisha abangatohozi beqhinqa emahhovisi oMnyango wezeMfundo
ABIKA usizi othisha abangasebenzi uma bechaza ngesimo abazithola bebhekene naso sokuphela kwesikhathi eside bengaqasheki.
2 mins
January 15, 2026
Isolezwe
Owokholo ubalisa ngokushona kukazakwabo
NGWAZI yomculo wokholo, uMfu Sam \"Makitaza\" Zondi, ibalise ngokudlula emhlabeni kukazakwabo uNoxolo \"Before\" Biyela weMvuselelo Yesizwe.
1 min
January 15, 2026
Isolezwe
Ochaze uBig Zulu kwiLast Dance akaphoxanga naku-matric
IPHASE ngamalengiso intokazi egeze ubebebe womrepha uBig Zulu nezithameli kwiLast Dance Music Experience eRoyal Showgrounds eMgungundlovu, ngoNcibijane, u-Akhona Msimango.
1 min
January 15, 2026
Isolezwe
KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith
KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing
SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.
1 min
January 14, 2026
Listen
Translate
Change font size
