يحاول ذهب - حر
Ungubufakazi bokufezeka kwamaphupho owaseNdwedwe odlala kumaSharks
July 10, 2025
|Isolezwe
UKUKHULELA endaweni yasemakhaya futhi eshoda ngengqalasizinda yezinto eziningi ezimqoka, ezenza abanye banqindeke ukuphumelela ezintweni abazifisayo - akuyivimbanga impumelelo akhule ezifisela yona
uNksz Cebisa Gumede, ochuma ngomdlalo wombhoxo.
UNksz Gumede (28) waseZibomvini, eNdwedwe, ungomunye wabadlali beHollywoodbets Sharks yabesifazane, iqembu lombhoxo elikwahlonishwayo nanomlando obabazekayo ebholeni lombhoxo eNingizimu Afrika, ngenxa yosekuzuzwe kakhulu ngelabesilisa.
Uthe uze ufika esigabeni esikhokhelwayo salo mdlalo nje yingoba ukhule ewuthanda kusukela esemncane emakhaya, kodwa engalitholi ithuba lokuzinza nokungena agamanxe kuwo ngenxa yokuswela amathuba endaweni azalwe, wakhulela kuyona.
هذه القصة من طبعة July 10, 2025 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
Owe-ANC uyamaniswa nemoto eyathengela izinkabi ukudla
UMHOLI we-ANC, uDkt Ntuthuko Mahlaba, uyamaniswa nemoto eyathengela ukudla izinkabi ezabulala ufakazi ecaleni lokubulala ayebhekene nalo
1 mins
January 22, 2026
Isolezwe
Ingxabano kujatshulelwa ingoma kaKwesta
UMDIDIYELI wezingoma ohlonishwa e-Afrika namaphethelo, uThemba \"DJ Maphorisa\" Sekowe, ubhoboke ngobuhlungu asezwiswe bona iminyaka eyisishiyagalolunye emuva kokuphrojusa unqambothi lwengoma yomrepha uSenzo \"Kwesta\" Vilakazi ethi Ingud.
1 min
January 22, 2026
Isolezwe
Ubonge ukwesekwa 'owatinyelwa' ngomzimba wakhe
NGESIKHATHI sinyuka isibalo sabeseka umkhankaso wokuthi kuvalwe iPiano Pulse Podcast kwiYouTube ngenxa yenkulumo \"egxeka\" uThatohatsi ngomzimba wakhe, lo mculi ubonge abamesekile.
1 min
January 20, 2026
Isolezwe
Bathi ungenwe 'amadimoni' osole uMfundisi ngokumphuca ubuntombi
\"Ngabe senza elikhulu iphutha uma sivezela izwe lonke ukuthi unani owesifazane futhi njengebandla ngabe sikhombisa ubudedengu obukhulu.
1 mins
January 20, 2026
Isolezwe
Owamapiano uziqhathe noJulius Malema
KUSHAQEKE abantu abaningi ngesikhathi umholi we-EFF uJulius Malema esongela futhi egibela ngenhlamba umculi wamapiano uDaliwonga Matiwane ngeSonto ekuseni.
1 min
January 20, 2026
Isolezwe
Baphefumula ngoMbhishobhi osolwa ngokugwazela ijaji ngo-R2m
BAVUTHA bengabaselwe abefundisi bamahlelo ehlukene benhlangano, iReformed Independent Church Association (RICA) abasola isandla semfene ngokugqunywa ejele kukaMbhishobhi Michael Sandlwana webandla i-International Pentecostal Holiness Church (IPHC).
2 mins
January 20, 2026
Isolezwe
'Uvume elokubulala umakhelwane' emsola ngokuntshontshana nomkakhe
UBESOLA umufi ngokuntshontshana nomkakhe umakhelwane ozinikele emaphoyiseni ngoLwesihlanu, ngelokubulala owesilisa waseCoffee Farm, KwaNdengezi, owaduka ngasekupheleni konyaka odlule.
1 mins
January 19, 2026
Isolezwe
Ukugula kwenza uL'vovo wasaba ukuphumela phandle
UMCULI we-kwaito, uL'vovo Derrango, ugonyuluke ngobuhlungu bokuhlaselwa yisifo sohlangothi ngo-2022, athi kwamenza wasaba ngisho ukuphuma phandle abonwe ngabantu.
1 min
January 19, 2026
Isolezwe
Kuhliphizwe isidleke samaphara emgwaqweni ongenela e Thekwini
UMASIPALA weTheku ugcine uyisukumele eyokususa abantu abadla izidakamizwa bese begcaluza ngezinyawo emgwaqweni uChe Guevara ongaphansi kowuthelawayeka u-M4, obheke eningizimu.
1 mins
January 19, 2026
Isolezwe
Kugalwe umkhankaso wokunikelela ophume kwiBig Brother Mzansi
SEKUQALWE umkhankaso wokuphosa imali yokweseka uMarcia \"Cia\" Morata okhishwe ohlelweni iBig Brother Mzansi ngoLwesihlanu ebusuku, emuva kokubanjwa umunyu wakhala ngenxa yezifo eziyamaniswa nengqondo.
1 min
January 19, 2026
Listen
Translate
Change font size

