يحاول ذهب - حر
I-ANC izoziqhatha nabantu uma ingamxoshi uMchunu: umhlaziyi
July 10, 2025
|Isolezwe
UNGOTI wezepolitiki uxwayisa i-ANC ngokuthi izobhekana nolaka lwabavoti okhethweni lohulumeni basekhaya lwangonyaka ozayo
-
uma ingasusi ngokushesha esikhundleni uNgqongqoshe wamaPhoyisa okhungethwe yizinkinga, uMnuz Senzo Mchunu (osesithombeni). Umhlaziyi wezepolitiki waseNyuvesi yaKwaZulu-Natal, uMnuz Zakhele Ndlovu, uthe abantu angeke bayivotele i-ANC okhethweni lwangonyaka ozayo uma ingase ingalusukumeli ngokushesha udaba lukaMchunu.
UMchunu ulandelwa yifa elimnyama kulandela izinsolo zokuthi usondelene nabantu abasebenzisana nezigebengu.
Lezi zinsolo zenziwe uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi.
UNdlovu uthe izinsolo ezibhekene noMchunu zibucayi kakhulu.
هذه القصة من طبعة July 10, 2025 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
Ubonge ukwesekwa 'owatinyelwa' ngomzimba wakhe
NGESIKHATHI sinyuka isibalo sabeseka umkhankaso wokuthi kuvalwe iPiano Pulse Podcast kwiYouTube ngenxa yenkulumo \"egxeka\" uThatohatsi ngomzimba wakhe, lo mculi ubonge abamesekile.
1 min
January 20, 2026
Isolezwe
Bathi ungenwe 'amadimoni' osole uMfundisi ngokumphuca ubuntombi
\"Ngabe senza elikhulu iphutha uma sivezela izwe lonke ukuthi unani owesifazane futhi njengebandla ngabe sikhombisa ubudedengu obukhulu.
1 mins
January 20, 2026
Isolezwe
Owamapiano uziqhathe noJulius Malema
KUSHAQEKE abantu abaningi ngesikhathi umholi we-EFF uJulius Malema esongela futhi egibela ngenhlamba umculi wamapiano uDaliwonga Matiwane ngeSonto ekuseni.
1 min
January 20, 2026
Isolezwe
Baphefumula ngoMbhishobhi osolwa ngokugwazela ijaji ngo-R2m
BAVUTHA bengabaselwe abefundisi bamahlelo ehlukene benhlangano, iReformed Independent Church Association (RICA) abasola isandla semfene ngokugqunywa ejele kukaMbhishobhi Michael Sandlwana webandla i-International Pentecostal Holiness Church (IPHC).
2 mins
January 20, 2026
Isolezwe
'Uvume elokubulala umakhelwane' emsola ngokuntshontshana nomkakhe
UBESOLA umufi ngokuntshontshana nomkakhe umakhelwane ozinikele emaphoyiseni ngoLwesihlanu, ngelokubulala owesilisa waseCoffee Farm, KwaNdengezi, owaduka ngasekupheleni konyaka odlule.
1 mins
January 19, 2026
Isolezwe
Ukugula kwenza uL'vovo wasaba ukuphumela phandle
UMCULI we-kwaito, uL'vovo Derrango, ugonyuluke ngobuhlungu bokuhlaselwa yisifo sohlangothi ngo-2022, athi kwamenza wasaba ngisho ukuphuma phandle abonwe ngabantu.
1 min
January 19, 2026
Isolezwe
Kuhliphizwe isidleke samaphara emgwaqweni ongenela e Thekwini
UMASIPALA weTheku ugcine uyisukumele eyokususa abantu abadla izidakamizwa bese begcaluza ngezinyawo emgwaqweni uChe Guevara ongaphansi kowuthelawayeka u-M4, obheke eningizimu.
1 mins
January 19, 2026
Isolezwe
Kugalwe umkhankaso wokunikelela ophume kwiBig Brother Mzansi
SEKUQALWE umkhankaso wokuphosa imali yokweseka uMarcia \"Cia\" Morata okhishwe ohlelweni iBig Brother Mzansi ngoLwesihlanu ebusuku, emuva kokubanjwa umunyu wakhala ngenxa yezifo eziyamaniswa nengqondo.
1 min
January 19, 2026
Isolezwe
Uthisha ocula umaskandi ugile izimanga ku-matric
UMCULI kamaskandi obalwa nabahamba phambili kulezi zinsuku, uKhetha \"Maganga Thishela\" Mlotshwa, uhambela phezulu kulezi zinsuku emuva kokuthi isifundo sakhe siphaswe ngo-100%.
1 min
January 16, 2026
Isolezwe
Usizi kothisha abangatohozi beqhinqa emahhovisi oMnyango wezeMfundo
ABIKA usizi othisha abangasebenzi uma bechaza ngesimo abazithola bebhekene naso sokuphela kwesikhathi eside bengaqasheki.
2 mins
January 15, 2026
Listen
Translate
Change font size

