Facebook Pixel {العنوان: سلسلة} | {اسم المغناطيس: سلسلة} - {الفئة: سلسلة} - اقرأ هذه القصة على Magzter.com
استمتع بـUnlimited مع Magzter GOLD

استمتع بـUnlimited مع Magzter GOLD

احصل على وصول غير محدود إلى أكثر من 9000 مجلة وصحيفة وقصة مميزة مقابل

$149.99
 
$74.99/سنة

يحاول ذهب - حر

Umhlaba ubheke kwalasha kanye nonguboziyeweni

June 20, 2025

|

Isolezwe

NGIBUYE ngizididekele mina. Ngicela ukubuza sakuhleba kule nkundla. Angibuzi ngoba ngithi phendulani kodwa ngithi ake uziphendule ngokwakho kulo mcabango enginawo:

- Osibhincamakhasana THULANI MBATHA

Kuyenzeka yini ukuthi uthi usubona ukuthi isikhathi sakho "sesiwukotathu ethuneni", bese ufikelwa ukuthi, zama ukwenza konke owahluleka ukukwenza usaphiwe impilo nethuba ebuncaneni?

Ngifikelwe yilo mbuzo ngibuka konke okwenzeka njengamanje eMiddle East, lapho i-Israel eholwa nguNdunankulu uBenjamin Netanyahu igotha kwasani eyakhelene nakho. Akusekho lutho eGaza, amanxiwa nje nemigede esidalwe amabhilidi aphihlizwe ukuhlaselwa. Manje sebengenele i-Iran.

Kulena eqhubeka phakathi kweIsrael ne-Iran, iyacibana sikhuluma nje ngemikhonto yesimanje ethunywa ngokucofoza, itshuze ize iyokhafula isankahlu lapho iwele khona. Nxa zombili njengoba i-Israel ikhipha amangwevu kanti ne-Iran ithi ngeke ngingqongqothwe ekhanda omunye umfana, ngapha uMengameli Donald Trump waseMelika uyayivubela ngokuthi ancome okwenziwa yi-Israel. Abaningi vele banuka yena ngokuthi njengoba kuqhubeka kubhujiswa kwabantu kule mpi, uyagxumagxuma kuhle kwabafana bedlala ucabhayiyane emvuleni.

المزيد من القصص من Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Kuhlehle icala ngezinsolo zokudedelwa ngoshwele kwababoshelwe owe-e-hailing

LIHEHLISELWE uLwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli bakhe.

time to read

2 mins

June 15, 2026

Isolezwe

Kugqame ubuhle bokuthandana kowe-picnic yezinkondlo

UMYALEZO wobuhle bothando, wubumgoka bokuthandana ngokweqiniso nokusebenzisa izindlela namasu okwehlukene ukukhombisana uthando - iyona ndikimba egqame kakhulu emcimbini wobuciko obuqala ukwenzeka nonyaka iGubhela & Friends Poetry Picnic.

time to read

1 mins

June 15, 2026

Isolezwe

USiya uhlonipha isipho ngengoma ayenze noKhuzani

I KHULUMA ngesipho esiyimpilo nezingqinamba ezihlukene abantu abaningi abadlula kuzo empilweni uma beya bekhula, ingoma ethakaselwe abaningi ezinkundleni zokuxhumana kaSiya Ntuli noKhuzani Mpungose.

time to read

1 min

June 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini

UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umunwe ukhomba eduze ngodukile

USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli

SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades

IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta

UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ingane iphuze i-energy drink yashona

UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.

time to read

1 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!

SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).

time to read

1 min

June 11, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size