Facebook Pixel {العنوان: سلسلة} | {اسم المغناطيس: سلسلة} - {الفئة: سلسلة} - اقرأ هذه القصة على Magzter.com
استمتع بـUnlimited مع Magzter GOLD

استمتع بـUnlimited مع Magzter GOLD

احصل على وصول غير محدود إلى أكثر من 9000 مجلة وصحيفة وقصة مميزة مقابل

$149.99
 
$74.99/سنة

يحاول ذهب - حر

Masingathalalisi umdlavuza wezicubu uyabulala

June 17, 2025

|

Isolezwe

ININGI izinhlobo zemidlavuza, eminye yilona okhula uhlume ezicutshini. Njengoba izicubu zigcwele umzimba wonke, lokhu kuchaza ukuthi le nhlobo yomdlavuza ungahluma ukhule kuyo yonke indawo lapho kunesicubu khona.

Kuleli viki esiphuma kulona ngihlangane nomfana omncane obenesigaxakazi ehlombe. Elandisa, uthi waqala ukusiqaphela ngasekupheleni konyaka odlule. Ubelokhu ephuma engena ezikhungweni zezempilo ebika lesi sigaxa nobuhlungu obukhulu obuhambisana naso kodwa bekuyima kuthathwe isicubu siyohlolwa ekuqaleni kwale nyanga esikuyo uJuni, nonyaka.

Isimo esinjena sibuhlungu kakhulu. Lapha sinomfana omncane obekade ephuma engena ezikhungweni kodwa wenzelwa phansi indlela yokusebenza kwabezempilo, namuhla uselengelwa isimo esibucayi ngale ndlela, ngaleso sikhathi izinhlungu ziyamangalisa kulesi sigaxa. Kuyezwela kakhulu ukubona ingane esencane ibhuqabhuqwa yilesi simo, ibe ithi yeza kithi kwabezempilo iqhubu lisanda kuhluma.

المزيد من القصص من Isolezwe

Isolezwe

UMaKhwela uphawula ngokufika esithenjini sakwaMseleku

UNKOSIKAZI wesihlanu kaMusa Mseleku uSamkelisiwe Khwela osephumele obala okokuqala ngokungena esithenjini nokugqama ohlelweni uThando Nesithembu

time to read

1 min

February 26, 2026

Isolezwe

Kukhalwa ngedimoni esikoleni 'esinothisha ababhubhisa abafundi ngocansi'

BAVUTHA bengabaselwe abazali babafundi besikole saseMgababa, uMnganiwakhe High, bekhala ngedimoni lothisha abasolwa ngokuzitika ngocansi nabafundi.

time to read

2 mins

February 26, 2026

Isolezwe

Ugcine emxolelile uyise obengayizwa eyokumngcwaba

LUGCINE lugobile uphondo, wamngcwaba uyise owesilisa waseCopesville, eMgungundlovu, kulandela ukushaya phansi ngonyawo isikhathi eside ethi ngeke amngcwabe.

time to read

1 mins

February 26, 2026

Isolezwe

Isolezwe

USbahle ukhathazwa abasamgcona ngokulimala kwakhe

UKHALA ngabantu abasaqhubeka nokuyigcona ngokulimala kwayo engozini yemoto indodakazi kaSbusiso Mpisane, uSbahle, eyaba sengozini yemoto eyayishiya ilimele kabi

time to read

1 min

February 25, 2026

Isolezwe

Odilikajele kwabanquma umuntu uqhoqhoqho ngebhodlela

BAPHELELWE amagama abesilisa ababili baseNanda ngesikhathi iNkantolo yesiFunda yaseNtuzuma ibagixabeza ngesigwebo sikadilikajele umuntu ngamunye ngecala lokunquma owesilisa uqhoqhoqho.

time to read

1 mins

February 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kusolwa uXaba ngokuba nesandla sensimbi ezinganeni

Kusolwa uVJ Xaba ngokuba nesandla esingafani ezinganeni zakhe njengoba abaningi bemgxeke ngokungaphathi kahle enye yamadodana akhe uNdu esiqeshini sakamuva

time to read

1 min

February 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Utholwe elenga nezidumbu zamadodakazi owesilisa waseVerulam

KUSOLWA ukuthi uqale wabulala amadodakazi akhe amabili eneminyaka engu-4 nengu-7, owesilisa (37) waseVerulam, eThekwini, yena wase ezikhunga.

time to read

1 min

February 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuphela ukuqagela ngabaqhathwe kumaMetro FM Music Awards

NAPHEZU kokuthi amaqembu ezepolitiki ezwakalise ukukhathazeka ngoxhaso luka-R20 million lwamaMetro FM Music Awards eThekwini nonyaka, amalungiselelo ayaqhubeka njengoba ngoLwesine kuzomenyezelwa abaqokiwe.

time to read

1 min

February 24, 2026

Isolezwe

Indodana kasomatekisi (33) ecaleni lokudlwengula nokukhulelisa ona-14

SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.

time to read

2 mins

February 24, 2026

Isolezwe

Bafe olwembiza bethola isidumbu sikathishanhloko

BAKHUNGATHEKILE ngokufa kukathishanhloko wesikole iMbonambi Primary, KwaMbonambi, okuvela ukuthi utholwe eshe wangqongqa emotweni yakhe ngoMgqibelo.

time to read

1 mins

February 24, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size