Facebook Pixel {العنوان: سلسلة} | {اسم المغناطيس: سلسلة} - {الفئة: سلسلة} - اقرأ هذه القصة على Magzter.com
استمتع بـUnlimited مع Magzter GOLD

استمتع بـUnlimited مع Magzter GOLD

احصل على وصول غير محدود إلى أكثر من 9000 مجلة وصحيفة وقصة مميزة مقابل

$149.99
 
$74.99/سنة

يحاول ذهب - حر

Indodana kasomatekisi (33) ecaleni lokudlwengula nokukhulelisa ona-14

February 24, 2026

|

Isolezwe

SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.

Unina womgilwa ukhulume neSolezwe ethukuthele eveva esola indodana kasomatekisi ngokuba ngowesilisa ongenazwelo futhi onesihluku.

"Angazi mina ukuthi umuntu wesilisa onjani lo onesibindi sokwenza into ebuhlungu kangaka. Wake wakuzwaphi nje ukuthi umuntu oneminyeka engaphezulu kuka-30 kungakhulunywa indaba yokuthi uthandana nengane eneminyaka engu-14. Angazi ngempela ukuthi yini le engenele lo mfana," kuchaza yena.

Uthe namanje akuvumi akholwe ukuthi uyena yedwa obengayazi le ndaba njengoba eveze ukuthi baningi abantu basendaweni abebazi ngayo.

"Mina ngithole ngoba nakhu umntanami esegula kwaze kwadingeka ukuba aphuthunyiswe esibhedlela okuyilapho okuvele khona ukuthi ukhulelwe," usho kanjena.

Ngemuva kokuzwa lezi zindaba uthi uthuke woma ngoba lena yinto emehle ngaphezulu futhi ayifanisa nechilo.

"Le nto akuvumi namanje ukuthi ngiyikholwe. Ngifisa sengathi kungabakhona othile ozongivusa athi ngilele ngiyaphupha," kuchaza yena.

المزيد من القصص من Isolezwe

Isolezwe

Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa

UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto

time to read

1 mins

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UCyan Boujee uchitha okumlumbanisa nenkohlakalo

USAZIWAYO waseNingizimu Afrika odume ngempilo ewubukhazikhazi, uDJ Cyan Boujee, uchitha ukuyamaniswa kwakhe nenkohlakalo

time to read

1 min

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzofihlwa eKZN uCynthia Shange

NOKUBONGWA PHENYANE

time to read

1 min

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umndeni ugxeka ukumataniswa kukaDJ Sumbody nezidakamizwa

UMNDENI kaDJ Sumbody, ogama lakhe lokuzalwa ngu-Oupa John Sefoka, usuzichithile izinsolo ezisabalale ngempelasonto, zokuthi indodana yawo ibingene shi ekuhwebeni ngezidakamizwa

time to read

1 min

April 23, 2026

Isolezwe

Amagama dezintokazi ezidumile kuboshwa isikhulu

ZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahlebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikahulumeni, uKagiso Michael Lerutla, oyimenenja yedolobha kuMasipala waseKurhuleni

time to read

1 min

April 22, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uyathuthumela olinyazwe wumyeni esithweni sangasese

UYATHUTHUMELA owesifazane wakwa-H, eMlaza, othi ubhacile njengoba esaba ukuthi umyeni wakhe kungenzeka aphinde amenze isilo sengubo njengoba ezame ukumdubula kodwa wamshweba waphinda wamgxokogxa ngesikele esithweni sakhe sangasese

time to read

1 mins

April 22, 2026

Isolezwe

Kuphelile ngabafundi bakaJesu

KUPHELILE ngabafundi bakaJesu baseDanango, KwaMaphumulo, igama labo elibe sematheni emasontweni edlule

time to read

1 mins

April 22, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuphendulwe ihlaya ukubuya kwe-Top Billing

KUPHENDULWE ihlaya ngokuthi kumele kuphenywe kanzima abazobonakala bekhombisa imizi yabo esezingeni eliphezulu, uma sekukhonjiswa uhlelo i-Top Billing, ezoqala ukubonakala ngo-Ephreli 30, ngo-7 ebusuku, kuS3

time to read

1 mins

April 20, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Bathembisa lukhulu ngokubuya komcimbi Ugu Jazz Festival

KULINDELEKE ukuthi kube noxhaxha lwemicimbi oluzobe yandulela umcimbi omkhulu woGu Jazz Festival ngoJuni 27, kulo nyaka

time to read

1 min

April 20, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'

'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona

time to read

1 mins

April 17, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size