يحاول ذهب - حر
Kujame izinto kwezinye izikole eKZN zilinde imali esazofakwa
June 13, 2025
|Isolezwe
BATHENJISWE ukuthi izophela le nyanga isingenile imali yezinsiza ezikoleni, eyaziwa ngokuthi ama-norms and standards ezikoleni zaKwaZulu-Natal, njengoba uNdunankulu uMnuz Thami Ntuli, ezibophezele ukuthi uR900 million, odingekayo ukukhokhela lesi sikweletu sezikole, uhlwaywa kweminye iminyango esifundazweni.
Lokhu kuvele emhlanganweni iSadtu ebe nawo noNtuli njengoba imtshele zonke izinkinga ezibhekene noMnyango wezeMfundo esifundazweni, ezenze le nyunyana yahudula izinyawo, kwaphazamiseka nokubhala izivivinyo kwezinye izikole.
UNobhala weSadtu KwaZulu-Natal, uNksz Nomarashiya Caluza, uthe sebelinde la masonto amabili okuthiwa le mali izofakwa ngawo ezikoleni.
Uthe noma izikole zizobe zivalelwe amaholidi, bazobe bexhumana nothishanhloko ukuthola ukuthi ingenile.
هذه القصة من طبعة June 13, 2025 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'
U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'
1 min
September 03, 2025
Isolezwe
Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela
KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick
1 min
September 02, 2025
Isolezwe
Bakhungathekile
UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.
1 min
August 27, 2025
Isolezwe
Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume
INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha
1 min
August 20, 2025

Isolezwe
Umndeni ungcwabe umlenze isidumbu singatholakali
KUBE yinjabulo kuvulwa ifemu yakwaMahindra South Africa esinkudlwana eDube Trade Port eThekwini, izolo.
1 min
August 13, 2025
Isolezwe
UMphathiswa uyikhomba kwi-MK inkohlakalo
Uthi unobufakazi ngabantu bayo abatamuza amathenda nezikhundla
1 min
July 30, 2025
Isolezwe
Bacikwa yisigwebo sowabulala intombi ikhulelwe
Wayimuhluza odongeni eyibamba nesoka
1 min
July 23, 2025
Isolezwe
USithole udalula okuphekwa nguBadela kwiChippa United
UMGADLI weChippa United, uXolani Sithole, wethembisa ukuthi yena nozakwabo bazibophezele ngokubhukula ngesizini ezayo ka-2025/26, ukuletha injabulo kubalandeli baleli qembu abaleseka ngisho kunzima emidlalweni yasekhaya.
1 mins
July 16, 2025
Isolezwe
Umengameli ujaha ukhozi ngenja ngembizo yezigidigidi yomntakabani
MHLELI: Kwelakho elingihlaba umxhwele, ngicela ukusika elijikayo mayelana nembizo kaMengameli Cyril Ramaphosa. INingizimu Afrika inezakhiwo eziningi eziyizindlebe nemilomo yabantu okuyiPhalamende neziShayamthetho eziyisishiyagalolunye zezifundazwe.
1 mins
July 16, 2025
Isolezwe
U-Quaddou usikaza i-TLB kwesikakaputeni wePirates
UMQEQESHI we-Orlando Pirates, u-Adbeslam Ouaddou, uhlabeke umxhwele ngoMbekezeli \"TLB\" Mbokazi kangangokuthi useze wakuveza ukuthi unezinhlelo zokwakhela phezu kwaso lesi sitobha kwazise sikhombisa izimpawu zokuba wumholi yize sisencane ngokweminyaka futhi sisisha nasesigabeni esikhulu.
1 min
July 16, 2025
Listen
Translate
Change font size