Facebook Pixel Umunyu kudutshulwa ngentululwane yezinhlamvu uMshumayeli | Isolezwe - newspaper - Bu hikayeyi Magzter.com'da okuyun

Denemek ALTIN - Özgür

Umunyu kudutshulwa ngentululwane yezinhlamvu uMshumayeli

Isolezwe

|

February 13, 2026

LUYINDABA egudwini kumalungu omphakathi waseHammarsdale, udaba lokudutshulwa ngoyaba lwezinhlamvu eziwu-15 kukaMshumayeli webandla lamaWeseli elikhona kule ndawo

- NKOSIKHONA CELE

Kuvela ukuthi uNkk Lindiwe Dlamini (65) udutshulwe esemotweni nabanye besifazane abathathu Abesifazane abekanye nabo emotweni kuvela ukuthi namanje bathuka izanya, ababuthi quthu nobuthongoIsolezwe lithole ukuthi kuqhamuke owesilisa wajema imoto, wangabuza lutho - wabeqa bonke abanye besifazane ebebengaphakathi emotweni - wadubula ephindelela ebhekise ngqo kuNkk Dlamini.

Kuvela ukuthi lesi sigameko senzeke ngezithuba zasemini ngeSonto, yize ebedubuleke kabi kakhulu kodwa akazange aphelele endaweni yesigameko.

UMUFI obenguMshumayeli webandla lamaWeseli, uNkk Lindiwe Dlamini, okuthiwa udutshuliwe

Isithombe: SITHUNYELWE

Isolezwe'den DAHA FAZLA HİKAYE

Isolezwe

Isolezwe

Kubhekwe u-R798 million eThekwini ngempelasonto yeDurban July

KULINDELWE inzuzo yemali elinganiselwa ku-R798 million emnothweni wedolobha iTheku ngempelasonto yangesonto elizayo yomjaho wamahhashi nezemfashini waminyaka yonke iHollywoodbets Durban July.

time to read

1 min

June 26, 2026

Isolezwe

UNgizwe akayingeni eyokuxolisa kwabeLGBTQIA+

USAZIWAYO owayengumsakazi, uNgizwe Mchunu, akayingeni eyokuthobela isinqumo esikhishwe yiNkantolo yezokuLingana emhlawulise kanzima ngeledlule.

time to read

1 min

June 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

'U-R600 million awusetshenziswe ukubaphindisela emazweni abo'

U MHOLI wenhlangano elwa nabokufika abakuleli ngokungemthetho, uNkk Jacinta Ngobese-Zuma, ubuze ukuthi kungani uhulumeni engasebenzisi lo R600 million okuthiwa uzosebenza ukuqapha ezokuphepha ngoJuni 30, ukuhambisa abaseMalawi abaduve eThekwini.

time to read

2 mins

June 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UNtanzi ucacisa ngokweseka iMarch and March

UMCULI wowokholo, u-Ayanda Ntanzi, ubhoboke ngokumenza aseke umkhankaso oholwa yinhlangano iMarch and March wokuxosha abantu basemazweni angaphandle abakuleli ngokungemthetho.

time to read

1 min

June 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuzogiya u-DJ Cndo ne Qwabe Twins kwi-Absa Run Your City

NGAPHANDLE kokubheka ngabomvu umjaho i-Absa Run Your City Durban 10km yanonyaka ozobe ugubha iminyaka eyisishiyagalolunye wasungulwa, abathandi bezokugijima eThekwini namaphethelo ngemuva komjaho bazozitika ngomculo wezihlabani zomculo, iQwabe Twins noDJ Cndo.

time to read

1 min

June 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uvalo ngokuphepha emndenini wobulewe

UZWAKALISE okukhulu ukukhathazeka ngokuphepha kwawo umndeni kamastende obulawe eParkgate, eVerulam, ngeSonto, kuvela umsolwa oyedwa esikhundleni sabathathu eNkantolo yeMantshi yaseVerulam izolo.

time to read

2 mins

June 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuboshwe obekunesikhathi ezingelwa woKlebe

IZOVELA eNkantolo yeMantshi yaseMzimkhulu ngoLwesine indoda obese kuphele isikhathi esingaphezu konyaka ibalekela ingalo yomthetho.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Udado (4) akaconsi phansi ngesimanga sezimpendulo zezibalo

IZINOMBOLO nokubala yinto evame ukuba yinkinga ebantwini abaningi ngisho abadala futhi abafundile imbala, kangangokuthi abanye baze babalekele isifundo sezibalo esikoleni ngoba bekholelwa ekutheni sibukhuni futhi asiqondeki kalula.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuphela amazwi kwabazibonele kubulawa umastende

BAPHELELWA amagama okuchaza isihluku esenziwe ababulali, abazibonele abebeyiziqashi begwaza futhi begenca obengumastende wabo eParkgate, eVerulam, ngeSonto.

time to read

2 mins

June 23, 2026

Isolezwe

Bazonikwa amasu ezomnotho kosomabhizinisi basemakhaya

OSOMABHIZINISI basezindaweni zasemakhaya, abatshalimali nababhekele umnotho owakhiwa ezindaweni zasemakhaya bazocetshiswa ngamathuba okufeza lokho, ukuze kufukuleke izindawo zasemakhaya kwandiswe nezinhlelo zokutshala imali kuzona.

time to read

1 min

June 23, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size