Denemek ALTIN - Özgür
Iyaziqhenya ngokuhlonishwa ngesikhungo sezemidlalo indodakazi yowoSuthu
Isolezwe
|February 12, 2026
UKHUTHAZA intsha emnyama efunda ezikoleni ezixube izinhlanga ukuthi ingazibambezeli yenze konke engakwenza, ibonakale ezintweni ezihlukene zokuzijabulisa esikoleni uNksz Sinenjabulo Zungu, osanda kuhlonishwa ngesikhungo sezemidlalo yisikole iSt Mary's, eseKloof, eThekwini.
ISIKHULU esiphezulu samaZulu FC, uNksz Sinenjabulo Zungu Isithombe: BACKPAGEPIX
(BACKPAGEPIX)
Lesi sikole sabadla izambane likapondo, sihloniphe uNksz Zungu ngalesi sikhungo sengxubevange yezemidlalo njengoba aba ngomunye wabafundi abafunda kuso ngeminyaka yawo-1990.
UNksz Zungu uyisikhulu esiphezulu eqenjini lebhola AmaZulu FC, futhi uyindodakazi endala yomnikazi waleli qembu futhi ongusomabhizinisi uMnuz Sandile Zungu.
Ekhuluma neSolezwe uNksz Zungu uthe uhlulwa nawukuchaza indlela aziqhenya ngayo, ngokuthi igama lakhe libe phezulu kangaka kulesi sikole.
Bu hikaye Isolezwe dergisinin February 12, 2026 baskısından alınmıştır.
Binlerce özenle seçilmiş premium hikayeye ve 9.000'den fazla dergi ve gazeteye erişmek için Magzter GOLD'a abone olun.
Zaten abone misiniz? Oturum aç
Isolezwe'den DAHA FAZLA HİKAYE
Isolezwe
Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa
UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto
1 mins
April 24, 2026
Isolezwe
UCyan Boujee uchitha okumlumbanisa nenkohlakalo
USAZIWAYO waseNingizimu Afrika odume ngempilo ewubukhazikhazi, uDJ Cyan Boujee, uchitha ukuyamaniswa kwakhe nenkohlakalo
1 min
April 24, 2026
Isolezwe
Uzofihlwa eKZN uCynthia Shange
NOKUBONGWA PHENYANE
1 min
April 24, 2026
Isolezwe
Umndeni ugxeka ukumataniswa kukaDJ Sumbody nezidakamizwa
UMNDENI kaDJ Sumbody, ogama lakhe lokuzalwa ngu-Oupa John Sefoka, usuzichithile izinsolo ezisabalale ngempelasonto, zokuthi indodana yawo ibingene shi ekuhwebeni ngezidakamizwa
1 min
April 23, 2026
Isolezwe
Amagama dezintokazi ezidumile kuboshwa isikhulu
ZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahlebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikahulumeni, uKagiso Michael Lerutla, oyimenenja yedolobha kuMasipala waseKurhuleni
1 min
April 22, 2026
Isolezwe
Uyathuthumela olinyazwe wumyeni esithweni sangasese
UYATHUTHUMELA owesifazane wakwa-H, eMlaza, othi ubhacile njengoba esaba ukuthi umyeni wakhe kungenzeka aphinde amenze isilo sengubo njengoba ezame ukumdubula kodwa wamshweba waphinda wamgxokogxa ngesikele esithweni sakhe sangasese
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphelile ngabafundi bakaJesu
KUPHELILE ngabafundi bakaJesu baseDanango, KwaMaphumulo, igama labo elibe sematheni emasontweni edlule
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphendulwe ihlaya ukubuya kwe-Top Billing
KUPHENDULWE ihlaya ngokuthi kumele kuphenywe kanzima abazobonakala bekhombisa imizi yabo esezingeni eliphezulu, uma sekukhonjiswa uhlelo i-Top Billing, ezoqala ukubonakala ngo-Ephreli 30, ngo-7 ebusuku, kuS3
1 mins
April 20, 2026
Isolezwe
Bathembisa lukhulu ngokubuya komcimbi Ugu Jazz Festival
KULINDELEKE ukuthi kube noxhaxha lwemicimbi oluzobe yandulela umcimbi omkhulu woGu Jazz Festival ngoJuni 27, kulo nyaka
1 min
April 20, 2026
Isolezwe
Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'
'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona
1 mins
April 17, 2026
Listen
Translate
Change font size

