Denemek ALTIN - Özgür
Kugobe uphondo kwiNgonyama Trust kolwababekhokhishwa imali yokukhonza
Isolezwe
|July 10, 2025
LUGOBILE uphondo esikhwameni esigade umhlaba kaZulu, iNgonyama Trust, njengoba sigcine sivumile ukukhokha izigidi zamaRandi, ezaqoqwa ebantwini ababekhokhiswa imali yokukhonza ezindaweni zamakhosi.
-
INgonyama Trust imemezele ukuthi isiluqalile uhlelo lokukhokhela abebekhishiswa imali yokukhonza.
INgonyama Trust izoqala uhlelo lokukhokha le mali emuva kombango wasenkantolo owaqala eminyakeni emihlanu eyedlule.
Ngo-2021 iNkantolo eNkulu eMgungundlovu yanquma ukuthi kwakungekho emthethweni ukukhokhiswa kwabantu imali yokukhonza emva kwecala elalifakwe yizinhlangano ezilwela amalungelo abantu, iCouncil for the Advancement of the South African Constitution (Casac) neRural Women's Movement.
IJaji Mjabuliseni Isaac Madondo, layalela iNgonyama Trust ukuba ibuyisele abantu imali yabo.
INgonyama Trust yaludlulisela eNkantolo yamaCala aDlulisiwe udaba, yafike yachithwa nakhona.
Bu hikaye Isolezwe dergisinin July 10, 2025 baskısından alınmıştır.
Binlerce özenle seçilmiş premium hikayeye ve 9.000'den fazla dergi ve gazeteye erişmek için Magzter GOLD'a abone olun.
Zaten abone misiniz? Oturum aç
Isolezwe'den DAHA FAZLA HİKAYE
Isolezwe
Uthisha ocula umaskandi ugile izimanga ku-matric
UMCULI kamaskandi obalwa nabahamba phambili kulezi zinsuku, uKhetha \"Maganga Thishela\" Mlotshwa, uhambela phezulu kulezi zinsuku emuva kokuthi isifundo sakhe siphaswe ngo-100%.
1 min
January 16, 2026
Isolezwe
Usizi kothisha abangatohozi beqhinqa emahhovisi oMnyango wezeMfundo
ABIKA usizi othisha abangasebenzi uma bechaza ngesimo abazithola bebhekene naso sokuphela kwesikhathi eside bengaqasheki.
2 mins
January 15, 2026
Isolezwe
Owokholo ubalisa ngokushona kukazakwabo
NGWAZI yomculo wokholo, uMfu Sam \"Makitaza\" Zondi, ibalise ngokudlula emhlabeni kukazakwabo uNoxolo \"Before\" Biyela weMvuselelo Yesizwe.
1 min
January 15, 2026
Isolezwe
Ochaze uBig Zulu kwiLast Dance akaphoxanga naku-matric
IPHASE ngamalengiso intokazi egeze ubebebe womrepha uBig Zulu nezithameli kwiLast Dance Music Experience eRoyal Showgrounds eMgungundlovu, ngoNcibijane, u-Akhona Msimango.
1 min
January 15, 2026
Isolezwe
KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith
KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing
SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa kaTshatha
BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi woKhozi FM, uKhathide \"Tshatha\" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Umaskanda uyokwenza izifundo zobunjiniyela
NKOLELO yokuthi umaskandi wumculo wabantu abangancwadile sekuyinto yayizolo.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric
SAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.
1 mins
January 13, 2026
Isolezwe
Lehlile okungayephi izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele
LITHE ukwehla kancane izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele.
1 min
January 13, 2026
Listen
Translate
Change font size
