Denemek ALTIN - Özgür
Inkakha ivikela iChiefs 'ngokubutha izinsalela' zeBhakabhaka
Isolezwe
|July 07, 2025
OMUNYE wabashayimagoli abaqavile eNingizimu Afrika onomlando omude neKaizer Chiefs, uMarks "Go Man Go" Maponyane, uvikele iqembu lakhe lakudala eligxekwa ngokulanda abadlali asebephelewe wushatini kwi-Orlando Pirates.
IChiefs eseNetherlands, lapho ilungiselela khona ukuqala kwesizini entsha yeBetway Premiership, iphoqelekile ukubuya ngonyawo oluhlukile kwezayo kwazise edlule iyiqede ngaphandle kwe-Top 8.
Njengoba kuvuleke iwindi lokuhwebelana ngabadlali, iChiefs ingelinye lamaqembu amatasa emakethe ngenhloso yokuqinisela umqeqeshi uNasreddine Nabi isikwati sakhe. UNabi usahlezi kwesokuqeqesha Amakhosi yize ezungezwe ngamahlebezi amkhomba endleleni ephumayo eNaturena.
Bayisithupha abadllali asebemenyezelwe yiChiefs njengezinduku zayo ezintsha kodwa okungazibeki wukuthi uhhafu wabo unomlando kwiPirates.
Bu hikaye Isolezwe dergisinin July 07, 2025 baskısından alınmıştır.
Binlerce özenle seçilmiş premium hikayeye ve 9.000'den fazla dergi ve gazeteye erişmek için Magzter GOLD'a abone olun.
Zaten abone misiniz? Oturum aç
Isolezwe'den DAHA FAZLA HİKAYE
Isolezwe
Umsindo kuxoshwa umholi weSoul Brothers
ZIMAPEKETWANE izinto eqenjini eligubha ukuqeda iminyaka ewu-50 liyibambile insimbi ishisa emculweni wombhaqanga, iSoul Brothers, kangangoba sekunamalungu asekhonjwe indlela
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Uzochaza ngokuyamaniswa nokudliwa kwemali yebhange kwiqophamlando
UMHOLI we-Economic Freedom Fighters, uJulius Malema, uthi akukho akufihlayo njengoba eyamaniswa nokubhubhudlwa kwemali yebhange iVBS Mutual Bank
1 min
March 04, 2026
Isolezwe
Bakhala ezimathonsi umphezulu ubulala izinkomo zelobolo
UKHALA ezimathonsi umndeni waseMangqwashu, eBhambanana, eMkhanyakude, kulandela ukulahlekelwa yizinkomo zelobolo eziyisithupha, zishaywa wumphezulu emadlelweni ngeSonto
1 min
March 04, 2026
Isolezwe
Kuthikamezeke ukufunda kumiswa uthishanhloko kwesodweshu lwamakhamera
KUPHINDE kwaphazamiseka ukufunda nokufundisa esikoleni, uMkhumbane Secondary, eChesterville, izolo, kulandela ukumiswa isigubhukane kukathishanhloko
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Indida owesifazane ebulawa njengomyeni owayenamatekisi
UMNDENI wowesifazane waKwaWoza, KwaMaphumulo obulewe, usola ukuthi ukubulawa kwelungu lawo kweyamene nokubulawa komyeni wakhe owayengusomabhizinisi khona okwenzeke eminyakeni emithathu edlule
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Kubhede uhlelo Iwesiteleka abazali beshaya phansi ngonyawo
KUTHIKAMEZEKE ukufunda nokufundisa izolo esikoleni iMkhumbane Secondary, eChesterville, eThekwini, abafundi bezama ukubhikisha, kulandela ukubeka phansi oshoki kothisha abadinwe wukufakwa kwamakhamera emakilasini
1 mins
March 03, 2026
Isolezwe
Kuvele osaziwayo abazobanga u-R1 million ohlelweni Iwe-TV
UMLINGISI uWiseman Mncube noke waba nguMiss South Africa, uLalela Mswane, ngabanye bosaziwayo osekuqinisekisiwe ukuthi bazobanga isheke lika-R1 million ohlelweni lwethelevishini i-Tropika Island of Treasure.
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
Zimkhalele owesifazane obeqola izintombi zakhe
ZIMKHALELE owesifazane waseThekwini obesebaqedile abesifazane athandana nabo ngokubaqola
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
U-llano usebheke impumelelo ngohambo Iwakhe kwiBig Brother
UNEPHUPHO lokukhuthaza intsha yangakubo eNanda, ukuthi iphokophelele amaphupho ayo uLangelihle \"Ilano\" Gumede, ophume ngenxa yevoti elincane ohlelweni i-Big Brother Mzansi
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
Ingwadla kunyamalala othisha esikoleni
ZIYAQONGA izinkinga zesikole saseMgababa, iMnganiwakhe High okuke kwavela ukuthi sibhekene noxhaxha lwezinkinga ezibandakanya isihlava sokulala kothisha nabafundi
1 min
March 03, 2026
Listen
Translate
Change font size
