Poging GOUD - Vrij
Bachazwe yizigqoko ebezihambisana nengqephu ye-HD]
Isolezwe
|July 09, 2025
ITHIMBA labahleli bomcimbi waminyaka yonke womjaho wamahhashi ohambisana nengqephu esuke idida unwabu, iHollywoodbets Durban July, ebiseGreyville Racecourse, eThekwini ngoMgqibelo, libashayele ihlombe elikhulu abantu abebegqize ngezigqoko emisikweni abebehlobe ngayo kulo mcimbi.
Iningi labo lingosaziwayo abangaconsi phansi ebantwini.
Lokho kungenxa yokuqapheleka kokuthi abantu abaningi bebenze isiqiniseko sokuthi asisali ngaphandle isigqoko emisikweni yabo, kungakhathalekile ukuthi umuntu uhlobe ngesudi, isishweshwe noma iyiphi enye impahla yengqephu kulo mcimbi obuwenziwe ihlandla lika-129 nonyaka.
Indikimba yengqephu ebithi Marvels of Mzansi, ibiqhakambisa ubuhle bamasiko namagugu ezinhlanga ezahlukene zakuleli zwe.
Dit verhaal komt uit de July 09, 2025-editie van Isolezwe.
Abonneer u op Magzter GOLD voor toegang tot duizenden zorgvuldig samengestelde premiumverhalen en meer dan 9000 tijdschriften en kranten.
Bent u al abonnee? Aanmelden
MEER VERHALEN VAN Isolezwe
Isolezwe
Usizi kothisha abangatohozi beqhinqa emahhovisi oMnyango wezeMfundo
ABIKA usizi othisha abangasebenzi uma bechaza ngesimo abazithola bebhekene naso sokuphela kwesikhathi eside bengaqasheki.
2 mins
January 15, 2026
Isolezwe
Owokholo ubalisa ngokushona kukazakwabo
NGWAZI yomculo wokholo, uMfu Sam \"Makitaza\" Zondi, ibalise ngokudlula emhlabeni kukazakwabo uNoxolo \"Before\" Biyela weMvuselelo Yesizwe.
1 min
January 15, 2026
Isolezwe
Ochaze uBig Zulu kwiLast Dance akaphoxanga naku-matric
IPHASE ngamalengiso intokazi egeze ubebebe womrepha uBig Zulu nezithameli kwiLast Dance Music Experience eRoyal Showgrounds eMgungundlovu, ngoNcibijane, u-Akhona Msimango.
1 min
January 15, 2026
Isolezwe
KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith
KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing
SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa kaTshatha
BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi woKhozi FM, uKhathide \"Tshatha\" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Umaskanda uyokwenza izifundo zobunjiniyela
NKOLELO yokuthi umaskandi wumculo wabantu abangancwadile sekuyinto yayizolo.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric
SAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.
1 mins
January 13, 2026
Isolezwe
Lehlile okungayephi izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele
LITHE ukwehla kancane izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele.
1 min
January 13, 2026
Isolezwe
Itwetwe liphonse umlingisi ekubhaceni
UMLINGISI wodumo kuMuvhango, uTebogo Thobejane, usehamba ethuka izanya kulandela ukubulawa komunye wofakazi ebebegeqa amagula kwiKhomishini kaMadlanga, uMarius van der Merwe.
1 min
January 12, 2026
Listen
Translate
Change font size
