Poging GOUD - Vrij
Yini lena esiyikweleta abokufika kuleli zwe lethu?
Isolezwe
|July 08, 2025
MHLELI: Njengesakhamuzi saseNingizimu Afrika, ngibhala ngokukhulu ukukhathazeka. Iqiniso lithi sesigula ngengondo ngenxa yemibuzo esizibuza yona imihla yonke yokuphila kwethu kuleli zwe.
-
Omunye wemibuzo uthi kungani sihlanganiswa nabokufika? Bathatha yonke into bese bezenzela ezweni lethu elibukeka libuthaka ngokushaya imithetho elawula ukuphila kwabantu. Zolo lokhu ngike ngabuka imibhikisho ye-Operation Dudula ebiphume umkhankaso wokukhipha abantu bokufika emafulethini abawadlile kuleli kodwa iminyango kahulume
Dit verhaal komt uit de July 08, 2025-editie van Isolezwe.
Abonneer u op Magzter GOLD voor toegang tot duizenden zorgvuldig samengestelde premiumverhalen en meer dan 9000 tijdschriften en kranten.
Bent u al abonnee? Aanmelden
MEER VERHALEN VAN Isolezwe
Isolezwe
Kuphela ukuqagela ngabaqhathwe kumaMetro FM Music Awards
NAPHEZU kokuthi amaqembu ezepolitiki ezwakalise ukukhathazeka ngoxhaso luka-R20 million lwamaMetro FM Music Awards eThekwini nonyaka, amalungiselelo ayaqhubeka njengoba ngoLwesine kuzomenyezelwa abaqokiwe.
1 min
February 24, 2026
Isolezwe
Indodana kasomatekisi (33) ecaleni lokudlwengula nokukhulelisa ona-14
SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.
2 mins
February 24, 2026
Isolezwe
Bafe olwembiza bethola isidumbu sikathishanhloko
BAKHUNGATHEKILE ngokufa kukathishanhloko wesikole iMbonambi Primary, KwaMbonambi, okuvela ukuthi utholwe eshe wangqongqa emotweni yakhe ngoMgqibelo.
1 mins
February 24, 2026
Isolezwe
Isibuyele eMzumbe indodana kaMseleku abekhala ngayo
ISIVEZE ukuthi izobuyela ekhaya lakubo elikhulu elizeMzumbe, indodana endala kaMusa Mseleku, uMpumelelo, ngemuva kokuvela kwesiqephu esishiye abaningi bemangele ngendlela umuzi obukeka ngayo, njengoba kungasahlali muntu khona.
1 min
February 24, 2026
Isolezwe
I-SABC ichitha amahlebezi ngokunyamalala kukaDJ Sbu
I-SABC ikuchithile ukuthi ukunyamalala komsakazi wohlelo lwasekuseni kwiRadio 2000, uSbusiso \"DJ Sbu\" Leope, kuhlangene nokuvela kwegama lakhe kwiKhomishini kaMadlanga.
1 min
February 23, 2026
Isolezwe
Kunabangaphandle kwabangu-16 000 abahlala emigwaqweni e Thekwini
KUKHONA nabasemazweni angaphandle ezinkulungwaneni ezinenkani yesele, ezihlala emgwaqweni yasedolobheni eThekwini.
1 min
February 23, 2026
Isolezwe
Kukhalwa ngowe-Big Brother Mzansi ogeza ekhishini
KUKHALWA ngesenzo sikaThandeka Tshabalala, sokugeza ubuso nokuxubha kusinki wokuwasha izitsha, ohlelweni i-Big Brother Mzansi okungaholela ekutheni abanye abasendlini bagule, ngokusho kukadokotela.
1 min
February 23, 2026
Isolezwe
Uvalo ngabebephuza kuhlasela izikhukhula eNanda
THI seyakhuluma nezinhlaka zikahulumeni kwaze koma amathe, imindeni eyisishiyagalolunye yaseMzomusha, KwaBester, eNanda, ngomhosha ovele ugcwale amanzi, kumbozeke izindlu uma kuke kwana imvula enamandla.
2 mins
February 23, 2026
Isolezwe
Bakhathazekile kubulawa isaguga ebesiwusizo
UHLALELE ovalweni umphakathi waseMandeni kulandela ukubulawa ngesihluku kwesalukazi esineminyaka engu-75, uNkk Busisiwe Nokuthula MaMkhwanazi Ngema, okusolwa ukuthi ushaywe wagencwa esemzini wakhe.
1 min
February 20, 2026
Isolezwe
Basematheni oMarawa noThando Thabethe bebonakala ndawonye
ZISEMATHENI izilomo zosaziwayo uRobert \"Madluphuthu\" Marawa noThando Thabethe ngezizathu ezingahlangene nomsebenzi ezaziwa ngawo.
1 min
February 20, 2026
Listen
Translate
Change font size

