Facebook Pixel Inzondo yenu inehlula ngisho uShenge esalala kobandayo | Isolezwe - newspaper - Lees dit verhaal op Magzter.com
Ga onbeperkt met Magzter GOLD

Ga onbeperkt met Magzter GOLD

Krijg onbeperkte toegang tot meer dan 9000 tijdschriften, kranten en Premium-verhalen voor slechts

$149.99
 
$74.99/Jaar

Poging GOUD - Vrij

Inzondo yenu inehlula ngisho uShenge esalala kobandayo

Isolezwe

|

June 27, 2025

UMntwana uze waya kobandayo ephebeza ngabantu bakaKhongolose, bemchukuluza, bemthuka ngazo zonke izinhlamba.

UMntwana ngisho ububhala into ekhuluma kabi ngomuntu omdala ubekuthethisa, ethi ufundiswa ubani lokhu? Ufuna bathi uthunywe yimi? Akekho umuntu abengamhloniphi.

MEER VERHALEN VAN Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Bafuna uphenyo ngothisha emva kokuzibulala komfundi

UFUNA amiswe uthisha bese kuqalwa uphenyo ngaye, umndeni womfundi kaGrade 12 eKhethimfundo High, eBhamshela, kulandela ukuzikhunga kwakhe ngoLwesine

time to read

1 mins

March 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Lilokhu lisho njalo izembe emsakazweni Ukhozi kushintshwa abasakazi

KUVELA ukuthi bangu-11 abasakazi, ophrojusa nabasebenzi abakhale ngaphansi kulo nyaka emsakazweni Ukhozi FM, njengoba bekubuyekezwa kabusha izinkontileka zokusebenza

time to read

1 min

March 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

OwakwaMashu nencwadi ecwaninga impilo nobuchwepheshe

UKHOLELWA ukuthi ngeke busaba khona ubuchwephe obudlula lobu esiphila kubo manje uDkt Vusi Mvelase, waKwaMashu kwa-F, obhale incwadi ngobuchwepheshe bezesayensi obusetshenziswa manje, kuhlanganisa ne-AI (Artificial Intelligence)

time to read

1 min

March 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ubusemanzini umndeni wesaguga esibulawe nomzukulu

UBUSATHI uzikhotha amanxeba ngesihlobo esibulawe ngesihluku, sabekwa endlini yaso yokugcina ngempelasonto edlule, umndeni wesaguga (84) esibulawe nomzukulu (13) eMkhelekehleni, KwaNgcolosi, ngoLwesibili olwedlule

time to read

1 mins

March 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Sihambe nentokazi yaseQonce ese-Big Brother

UBUSHA phansi kulo nyaka umjaho ka-R2 million ohlelweni i-Big Brother Mzansi izolo, uLiema waseQonce e-Eastern Cape, ogcine ethathe lesi isicoco.

time to read

1 min

March 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uyise kaDoja Cat usola unina ngokumfunza okungeyikho

MPELASONTO obekufanele ibe yingqophamlando yomuzwa wenjabulo wokuhlangana kukababa nendodakazi iphenduke eyokudideka, umunyu nezinkulumo ezingaphezi ezinkundleni zokuxhumana

time to read

1 min

March 23, 2026

Isolezwe

Unovalo nenjabulo owaseGreytown ozocula okokuqala kwi-jazz eseKapa

UMCULI okhulele eGreytown, uJabulile Majola, uthi unovalo ngokuyocula okokuqala emcimbini i-Cape Town International Jazz Festival (CTIJF) ezoba se-Cape Town International Convention Centre izinsuku ezimbili ngoMashi 27, uze uphele ngakusasa.

time to read

1 min

March 20, 2026

Isolezwe

Owasemakhaya ukleliswe nabesifazane abavelele

OWESIFAZANE wasemakhaya endaweni yaKwaNdaba, KwaMaphumulo, uNksz Thabile Mwandla, uqengqeleza phambili emqhudelwaneni wosomabhizinisi besifazane abavelele emphakathini iNorth Coast Business Woman of the Year

time to read

1 min

March 20, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Bafuna izimpendulo 'ngobulawe' uyise wezingane

UKHALELA izimpendulo ezihlotsheni zikamsolwa, umndeni wowesifazane waseMabaleni, eMahlongwa, eMkhomazi, okuthiwa ubulawe ngesihluku uyise wezingane entathakusa ngeSonto

time to read

2 mins

March 20, 2026

Isolezwe

Zizoshukumisa izinkakha izinguquko emsakazweni Ukhozi FM

ITHINTE izinkakha zomsakazo kulo nyaka izinguquko zokushintshwa kwabasakazi emsakazweni Ukhozi FM, njengoba kuvela ukuthi abasakazi abadumile, abanye babo bakhethe ukungazivuseleli izinkontileka kanti abanye bancishiselwe izinsuku abazozwakala ngazo ezinhlelweni zabo

time to read

1 min

March 19, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size