Poging GOUD - Vrij

U-Amanda uthembisa isifundo ngendawo ayilingisa emdlalweni u Shaka-llembe

Isolezwe

|

June 25, 2025

U-AMANDA Seome olingisa indawo kaNtombazana emdlalweni uShaka-llembe, athi izokwenza ababukeli bayithande abanye bayizonde

U-Amanda uthembisa isifundo ngendawo ayilingisa emdlalweni u Shaka-llembe

NOKUBONGWA PHENYANE

NTOKAZI yaseMnabhithi, u-Amanda Seome, ithe kuyayijabulisa ukuthi abazukulu bayo bayoyibona njengomunye wabalingisi abaxoxa umlando ngokubunjwa kwesizwe samaZulu njengoba iyingxenye yomdlalo uShaka-Ilembe.

U-Amanda ulingisa indawo kaNtombazana oyindodakazi kaZwide (Wiseman Mncube).

MEER VERHALEN VAN Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Isililo nolaka uMbuso Khoza ehoxa kuKhozi FM

ABALALELI boKhozi FM bafe olwembiza ngesikhathi umculi we-world music, uMbuso Khoza, ememezela ukuthi usethi khumu ekuvolontiyeni ohlelweni lukaDudu Khoza, iJabul' Ujule ngoLwezihlanu.

time to read

1 min

January 06, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzoqhubeka nokuqopha uMakhadzi osengozimakhaza

UMYALELO awunikwe wudokotela wokuhlala ekhaya amasonto ayishumi ukuze alulame ekulimaleni engozini yemoto, umculi uMakhadzi uwubona njengethuba lokubhala umculo omusha.

time to read

1 min

January 06, 2026

Isolezwe

Bashaya amakhala ngokubulawa kukasomabhizinisi 'otholwe nama-AK47'

UYATHIMULA ukholwa wukuthi kukhona okunuka saNtungwana umndeni kasomabhizinisi wase Vongo, eMargate, ePort Shepstone, odutshulwe ngoyaba lwezinhlamvu ngamaphoyisa washonela khona lapho phambi komkakhe nezingane zakhe.

time to read

1 mins

January 06, 2026

Isolezwe

UMafikizolo uveza imfihlo ngokunqoba kweyonyaka

UMCULI kamaskandi ohlukanise unyaka kuKhozi FM nakuSABC 1 ngengoma ethi Uzoncengwa Unyoko, uLethukuthula \"Mafikizolo\" Mhlongo, uveze okumenze wanqoba lo mqhudelwano

time to read

1 mins

January 05, 2026

Isolezwe

Usizi abayizihlobo bebulawa bebuya emcimbini womndeni

USATHUTHUMELA umndeni waseBangibizo, eMthwalume, ngowesilisa obuye wazobulala abomndeni ababili, kulandela ingxabano eyenzeke emgwaqweni ngoMgqibelo.

time to read

1 mins

January 05, 2026

Isolezwe

Umkhuleko ubuseqhulwini emcimbini kaMthandeni SK

UQHAKAMBISE uNkulunkulu ngempumelelo yomcimbi wakhe uMthandeni SK, obehlele indumezulu iMthandeni Summer Experience ngakubo eMdletsheni, ngempelasonto.

time to read

1 min

January 05, 2026

Isolezwe

Othisha nowayeqapha imeya kwababoshwe beshayela bebukhile

KUBOSHWE utolika, othisha, owayengumqaphi wemeya, umshayeli wesitimela nephoyisa eMnambithi ngempelasonto njengoba bebeshayela bephuzile.

time to read

1 min

January 05, 2026

Isolezwe

Kukhuthazwa ukukhuthalela ukufunda imigomo yomasingcwabisane

ZIMBILI VILAKAZI UMFELANDAWONYE wezinhlangano zabangcwabi sezixwayise abantu ukuthi baqikelele ukufundisisa imigomo nemibandela uma bejoyina omasingcwabisane ukuze bazi ukuthi umuntu ukhokhelwa uma kunjani.

time to read

1 mins

January 05, 2026

Isolezwe

Kubulawe obevakashele isoka esolwa ngokweba izingubo

UFUNA izimpendulo umndeni wasoPhongolo, wowesifazane obulawe evakashele isoka lakhe esigamekweni esenzeke ngeSonto.

time to read

1 mins

December 31, 2025

Isolezwe

Isolezwe

Indida ngonyamalale ngendlela engaqondakali esanda kudutshulwa

UBUSAMANGAZWE eyokuhlaselwa kwakhe ngumuntu ongaziwa, ogasele ekhaya maqede wamdubula ngasekupheleni kukaNovemba, umndeni wowesilisa waseLinda Area, KwaNdengezi, oduke ngendlela engaqondakali ekuqaleni kukaDisemba.

time to read

1 min

December 31, 2025

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size