Poging GOUD - Vrij
OweDortmund uthipha iSundowns komgoka weFifa
Isolezwe
|June 24, 2025
UMQEQESHI weBorussia Dortmund, uNiko Kovac, akaboni iFluminense yaseBrazil iyiqatha elingabinda iMamelodi Sundowns emdlalweni ozocacisa okuningi ngo-Group F weFifa Club World Cup eqhubekayo e-United States of America (USA).
-
IDortmund eseke yaba ngompetha beligi yaseGermany, iGerman Bundesliga, kudingeke ukuthi iwakhiphe wonke amangwevu ngesikhathi ibhekene neSundowns emdlalweni egcine iwunqobe ngo 4-3.
AmaBrazilians adlale ingcwenga yebhola kulo mdlalo obuseCincinnati, e-Ohio, ngempelasonto edlule.
Ukukhala ngaphansi kweSundowns ewuqale kahle umqhudelwano ngokunqoba ngo 1-0 kwi-Ulsan HD, kusho ukuthi sekumele inqobe noma kanjani kwiFluminense eholwa nguThiago Silva wodumo emaqenjini amaningi ase-Europe okubalwa kuwona i-AC Milan, PSG neChelsea.
Dit verhaal komt uit de June 24, 2025-editie van Isolezwe.
Abonneer u op Magzter GOLD voor toegang tot duizenden zorgvuldig samengestelde premiumverhalen en meer dan 9000 tijdschriften en kranten.
Bent u al abonnee? Aanmelden
MEER VERHALEN VAN Isolezwe
Isolezwe
Sisabhibha kuHlabisa isilonda sokuphucwa iqatha emlonyeni yiМКР
UMHOLI we-IFP, uMnuz Velenkosini Hlabisa, uthe ukuvumbuka kweqembu iMKP, kwabaphuca iqatha emlonyeni okhethweni lwango-2024, njengoba ekholelwa ukuthi babezozidlela amahlanga KwaZulu-Natal, ukuba lalingekho iqembu eliholwa owayengumengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma
1 min
April 10, 2026
Isolezwe
Anginqwahile nengqungquthela ye-IFP: Hlabisa
UMHOLI we-IFP, uMnuz Velenkosini Hlabisa, usephumele obala wathi akavimbile ukuthi kube nengqungquthela yokukhetha ubuholi beqembu
1 mins
April 10, 2026
Isolezwe
Uthando Iwababukeli Iwenza luqhubeke uZalo: abadidiyeli
UKING David Muvhengo ongomunye wabadidiyeli wabadidiyeli bomdlalo Uzalo, useveze ukuthi uthando olulokhu lukhonjiswe ababukeli balo mdlalo, abagala kudala ukuwulandela, yilona olubagqugquzela ukuthi benze umsebenzi oncomekayo
1 min
April 10, 2026
Isolezwe
Uchaze ngokwenze kwabheda uhlelo umhleli womcimbi Uvukile
UMHLELI womcimbi Uvukile Gospel Music Festival, uPastor Mjosty useveze ukuthi konke akwenzile emcimbini obungeSonto, enkundleni yezemidlalo i-Sports and Leisure, ePort Shepstone ukwenze ngephakethe lakhe, okwenze ezinye izinto zangaba sezingeni ebelilindelekile.
1 min
April 09, 2026
Isolezwe
OwoKhozi ucacisa ngokwenze wangezwakala ngosuku Iwakhe lokuqala
USEVEZE ukuthi udidwe wusuku obekumele angene ngalo, abezitshela ukuthi uMsombuluko hhayi entathakusa ngeSonto, umsakazi omusha emsakazweni Ukhozi FM, uMsizi Maphumulo Ntaka (32)
1 mins
April 09, 2026
Isolezwe
Isililo ligwetshwa iminyaka iphoyisa elabulala kwisivimbamgwaqo
Ngesikhathi endlalela isigwebo uNkk Reddy, usole uGumbi ngokusebenzisa kabi amandla akhe obuphoyisa, wathi wayengenza kangcono kakhulu ngesipiliyoni sakhe seminyaka engu-30, kunokukhetha ukudubula
1 mins
April 09, 2026
Isolezwe
Isihluku owesifazane ebulawa yisoka ebuya ePhasikeni
K USENZIMA ukwamukela isimo emndenini wowesifazane waseSakhamkhanya, eDoringkop, KwaDukuza, okuthiwa ugwazwe wabulawa yisoka lakhe eqeda kubuya ePhasikeni ngeSonto
2 mins
April 08, 2026
Isolezwe
Usola uLongwe ngokudelela umndeni kaMeyiwa
UMFOWABO kaSenzo Meyiwa ongasekho, uMnuz Sfiso Meyiwa, usole uLongwe Twala ngokuqhuba intwala ngewisa, kulandela ukuvumbuka kweheheba le ncwadi okuthiwa ulibhalele unina kamufi
1 mins
April 08, 2026
Isolezwe
Isiphakamiso sokuthi ahlonishwe ngomngcwabo kahulumeni oweMambazo
UMFELANDAWONYE wezinyunyana zamaciko KwaZulu-Natal, iCultural and Creative Industries Federation of South Africa (Ccifsa), usuphakamise ukuthi ihlonishwe ngomngcwabo osezingeni lesifundazwe, ingwazi yeLadysmith Black Mambazo, u-Albert Mazibuko, edlule emhlabeni ngeSonto emuva kokugula
1 min
April 08, 2026
Isolezwe
UPhakel'umthakathi ubeyifihlile eyecala analo
USAZIWAYO ongaconsi phansi ebantwini abakhonze isintu, uNkosikhona Ndabandaba owaziwa ngelikaPhakel'umthakathi, usedalule ukuthi ukwenze ngabomu ukuthukusa izindaba zecala avulelwe lona
1 min
April 08, 2026
Listen
Translate
Change font size
