Poging GOUD - Vrij

Singebasole abathinyuliswa uR700 million wesithangami

Isolezwe

|

June 20, 2025

ININGIZIMU Afrika isezimpambanweni zemigwaqo ngekusasa lobuholi ngenxa yokungathembi kwabantu kuleli zwe. Umlando wengcindezelo yobukoloni, ubukoloni obalanywa yingcindezelo yesihluku sobandlululo esandleni samaBhunu, bese kuba ukuba yizehluleki kobuholi be-ANC nokuchamiseleka kwenkohlakalo ngale minyaka yentando yabantu, sekudale olukhulu uqhekeko phakathi kukahulumeni nabantu.

Namuhla akukho sinqumo noma ukukhuthazwa okungashiwo yiziphathimandla abantu bekwazi ukulalela kalula - ngaphandle kwalabo abasuke bebona ukuthi kulezi zinqumo bazohlomula. Ukungena kwensila yenkohlakalo kwabaphethe sekuze kwathelela nezinye izinhlaka zomphakathi, njengamabandla ezenkolo nezinhlangano eziwumlomo wabantu. Nalapha ezakhiweni zezinhlangano zomphakathi, inkohlakalo isibikwa ngapha nangapha, okuyimpehlwa eholela esimweni lap

MEER VERHALEN VAN Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith

KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.

time to read

1 mins

January 14, 2026

Isolezwe

Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing

SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.

time to read

1 min

January 14, 2026

Isolezwe

Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa kaTshatha

BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi woKhozi FM, uKhathide \"Tshatha\" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi.

time to read

1 mins

January 14, 2026

Isolezwe

Umaskanda uyokwenza izifundo zobunjiniyela

NKOLELO yokuthi umaskandi wumculo wabantu abangancwadile sekuyinto yayizolo.

time to read

1 min

January 14, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric

SAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.

time to read

1 mins

January 13, 2026

Isolezwe

Lehlile okungayephi izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele

LITHE ukwehla kancane izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele.

time to read

1 min

January 13, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Itwetwe liphonse umlingisi ekubhaceni

UMLINGISI wodumo kuMuvhango, uTebogo Thobejane, usehamba ethuka izanya kulandela ukubulawa komunye wofakazi ebebegeqa amagula kwiKhomishini kaMadlanga, uMarius van der Merwe.

time to read

1 min

January 12, 2026

Isolezwe

Izonyundula izinkinga zakwaMseleku isizini ezoqala kolwesithembu

IBHEKWE ngabomvu isizini entsha yohlelo olukhombisa ngempilo yasesithenjini sakwaMseleku, Uthando Nes'thembu osekuqinisekisiwe ukuthi izoqala ngenyanga ezayo kuMzansi Magic

time to read

1 min

January 12, 2026

Isolezwe

Indida ngengezamuzi ngengane 'edlwenguliwe'

UDIDEKILE umndeni wengane okuthiwa idlwengulwe enye eGroutville, KwaDukuza, umndeni kamsolwa okuthiwa ucela ukukhipha isamba semali esihambisana nenkomo nembuzi ngesigameko.

time to read

2 mins

January 09, 2026

Isolezwe

OweThonga noMbekezeli baqokwe kowezindondo

UMLINGISI onguMbali Dladla kwiThonga, uNoluthando Ngema, udalule ukuthi akubanga lula kuye ukufika kuleli zinga asekulo emkhakheni wokulingisa.

time to read

1 mins

January 09, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size