Poging GOUD - Vrij
Umbhali uzocobolela 'ama-blogger' ngamasu okuzuza ngemibhalo yabo
Isolezwe
|June 12, 2025
"ABANTU abaningi abakhonze ukubhala nokusabalalisa imicabango yabo ngokuyibhala phansi, bese beyishicilela ngezindlela ezehlukene, bavame ukwenza lokhu ngoba bethi bahambisa isikhathi ngenxa yokuswela ulwazi lokuthi bangazuza kanjani ngalokho.
Lawa ngamazwi ombhali nomshicileli wezincwadi, uNksz Nompumelelo Gcaba, awasho engxoxweni neSolezwe ngokwenze wafikelwa wumcabango womcimbi wakhe awubiza ngokuthi yi-African Bloggers Summit, azobe eqala ukuwenza nonyaka ukusiza ababhali.
UNksz Gcaba wenkampani eshicilela izincwadi iMacher Group futhi onesizindalwazi lapho ebhala khona ngohlobo lokubhalwa okushicilela online phecelezi i-blogging, alubiza nge-I Read What I Like Blog, uzokwenza lo mcimbi ngoMgqibelo, ngoJuni 28, ngo-12 emini.
Nonyaka isiqubulo sithi Ink & Influence: Shaping Africa's Digital Narrative, okusho ukuthi babheke ukusiza nokucobela ngolwazi ababhali basezwenikazi i-Afrika, nokuthi bazobanikezela ngolwazi lokwenza ukuthi benze izinto ngendlela ehlukile kunabayijwayele.
Dit verhaal komt uit de June 12, 2025-editie van Isolezwe.
Abonneer u op Magzter GOLD voor toegang tot duizenden zorgvuldig samengestelde premiumverhalen en meer dan 9000 tijdschriften en kranten.
Bent u al abonnee? Aanmelden
MEER VERHALEN VAN Isolezwe
Isolezwe
Kukhuzwa ukusabalala kwamampunge 'ngabokufika abadune itekisi inabafundi'
IKHUZA ukusatshalaliswa kwezinsolo ezingamampunge ikhansela laseMgungundlovu, kulandela ukusabalala kwezindaba zokuthi abokufika bathumbe abafundi besikole saKwaMpumuza ngoLwesibili.
1 min
May 28, 2026
Isolezwe
Uvinqobe ngemfundo impi yezidakamizwa
KUZIKHULULA enkingeni ayezifake kuyona yokuluthwa nokulawulwa yisidakamizwa esiwumbulalazwe iwunga kuthele izithelo ezinhle nezibonakalayo kuThabiso Khumalo, eba ngesinye sezitshudeni ezithweswe iziqu eDurban University of Technology (DUT).
1 mins
May 28, 2026
Isolezwe
Imibono ehlukene umlingisi evakashele onesifo sokuguga
UMLINGISI wakuleli, uDawn Thandeka King, ususe ukukhuluma ezinkundleni zokuxhumana ebonakala evakashele uSnenhlanhla Khoza (31) intokazi ephila ne-werner syndrome, isifo esingajwayelekile solibofuzo esidala ukuguga ngaphambi kwesikhathi.
1 min
May 27, 2026
Isolezwe
Ufisa ukuyeka ukufundisa uthisha oxakwe yindle egumbini lakhe
USECABANGA nokuyeka ukufundisa uthisha waseMlalazi Primary, eShowe, othi njalo uma kunguMsombuluko ufica ngenkunzimalanga yedede egunjini lakhe lokufundisa.
1 min
May 27, 2026
Isolezwe
Ujokhi owaziwayo uthweswe amacala enkohlakalo
KUBE nokushageka nokushukuma kwesimo emkhakheni wezomdlalo wamahhashi, okudalwe wukutholwa necala kukajokhi owaziwayo uSmanga Khumalo, emva kophenyo obelenziwa ngabophiko olubhekele ubuqotho kulo mdlalo iNational Horseracing Authority (NHA).
1 mins
May 27, 2026
Isolezwe
'Abasafuneki othisha abadube ukufundisa bebalekela amakhamera'
ABAZALI ebebevutha bengabaselwe emhlanganweni, bamtshele kwezikabhoqo uMphathiswa wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Sipho Hlomuka, ukuthi abasabadingi esikoleni sabo othisha abalaxaza ukufundisa bedinwa ukufakwa kwamakhamera.
2 mins
May 27, 2026
Isolezwe
Zilikhalele iphoyisa 'elidlwengule' umfundi
KULINDELEKE ukuthi lisifake ngoLwesihlanu isicelo sebheyili iphoyisa eliboshelwe icala lokudlwengula, amabili okuzama ukubulala, kanjalo nelokuqhumisa isibhamu emphakathini.
1 mins
May 26, 2026
Isolezwe
Zikuvothandaba izinhlelo zokuhlonipha uJohnny Clegg nge-albhamu
AYA ngokuvuthwa amalungiselelo ezinhlelo zokuhlonipha nge-albhamu ingqalabutho yomculi wakuleli uJohnny Clegg, ongasekho emhlabeni.
1 mins
May 26, 2026
Isolezwe
Utaku phezu kolunye kuBrown Mogotsi
KUVELE izinsolo ezishaqisayo ngosomabhizinisi obuye azibize ngengede yamaphoyisa, uMnuz Brown Mogotsi, ecela ibheyili eNkantolo yeMantshi yaseJohannesburg izolo.
1 min
May 26, 2026
Isolezwe
I-UKZN nocwaningo lobuhle bezibonelelo zikahulumeni
UCWANINGO olwenziwe yi-University of KwaZulu-Natal (UKZN) seluveze ukuthi ukuqhuba izinhlelo zezibonelelo zikahulumeni zokwaxa nokwehlisa umthwalo ebantwini abangasebenzi kungasiza ukwehlisa izinga lokucindezeleka emigondweni yabo.
1 mins
May 26, 2026
Listen
Translate
Change font size

