Prøve GULL - Gratis
Usizi kothisha abangatohozi beqhinqa emahhovisi oMnyango wezeMfundo
Isolezwe
|January 15, 2026
ABIKA usizi othisha abangasebenzi uma bechaza ngesimo abazithola bebhekene naso sokuphela kwesikhathi eside bengaqasheki.
Labo thisha bakhulume neSolezwe bengaphandle kwamahhovisi oMnyango wezeMfundo aseMgungundlovu. Izolo, bese kuwusuku lwesithathu olugcwele bevuka njalo ebese beyoqhinqa ngaphandle kwamahhovisi.
Batshele Isolezwe ukuthi banencwadi enohlu lwezikhalazo zabo abafuna ukuthi igcine seyamukelwe aboMnyango.
Omunye walabo thisha, uNksz Nkosingiphile Xulu (28) ongowaseNkandla ngokudabuka, ulimise ngesihloko elokuthi sebekhathele bona manje ukubhuquza emakhaya nezitifiketi zabo abazizuza kanzima ezikhungweni zemfundo ephakeme.
"Namhlanje wusuku lwesithathu sihlezi lapha ngaphandle futhi kasiyi ndawo. Sifuna kuze kube khona ozimisele ngokuzosibona sidlulise izikhalazo zethu kuyena. Kodwa uma kusenjengoba kunjena engekho ozimisele ngokuthi asibone - asinankinga thina - yokuvuka njalo ekuseni sizoqhinqa lapha ngaphandla kwalawa mahhovisi," usho kanjena enyukelwa nawumoya.
Uveze ukuthi uneziqu zobuthishela azizuza eNyuvesi yaKwaZulu Natal. "Sekuphele iminyaka eyisithupha ngiduve ekhaya ngingasebenzi. Hheyi yaze yabuhlungu nansi into esibhekene nayo singothisha," usho kanjena.
Denne historien er fra January 15, 2026-utgaven av Isolezwe.
Abonner på Magzter GOLD for å få tilgang til tusenvis av kuraterte premiumhistorier og over 9000 magasiner og aviser.
Allerede abonnent? Logg på
FLERE HISTORIER FRA Isolezwe
Isolezwe
Usizi kothisha abangatohozi beqhinqa emahhovisi oMnyango wezeMfundo
ABIKA usizi othisha abangasebenzi uma bechaza ngesimo abazithola bebhekene naso sokuphela kwesikhathi eside bengaqasheki.
2 mins
January 15, 2026
Isolezwe
Owokholo ubalisa ngokushona kukazakwabo
NGWAZI yomculo wokholo, uMfu Sam \"Makitaza\" Zondi, ibalise ngokudlula emhlabeni kukazakwabo uNoxolo \"Before\" Biyela weMvuselelo Yesizwe.
1 min
January 15, 2026
Isolezwe
Ochaze uBig Zulu kwiLast Dance akaphoxanga naku-matric
IPHASE ngamalengiso intokazi egeze ubebebe womrepha uBig Zulu nezithameli kwiLast Dance Music Experience eRoyal Showgrounds eMgungundlovu, ngoNcibijane, u-Akhona Msimango.
1 min
January 15, 2026
Isolezwe
KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith
KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing
SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa kaTshatha
BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi woKhozi FM, uKhathide \"Tshatha\" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Umaskanda uyokwenza izifundo zobunjiniyela
NKOLELO yokuthi umaskandi wumculo wabantu abangancwadile sekuyinto yayizolo.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric
SAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.
1 mins
January 13, 2026
Isolezwe
Lehlile okungayephi izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele
LITHE ukwehla kancane izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele.
1 min
January 13, 2026
Isolezwe
Itwetwe liphonse umlingisi ekubhaceni
UMLINGISI wodumo kuMuvhango, uTebogo Thobejane, usehamba ethuka izanya kulandela ukubulawa komunye wofakazi ebebegeqa amagula kwiKhomishini kaMadlanga, uMarius van der Merwe.
1 min
January 12, 2026
Listen
Translate
Change font size
