Prøve GULL - Gratis
Ukhala ngamahhovisi angakwazi ukwenza ama-smart ID
Isolezwe
|July 09, 2025
UNGQONGQOSHE wezaseKhaya uDkt Leon Schreiber, uthe angu-101 amahhovisi ezasekhaya angenabo ubuchwepheshe bokwenza ama-smart ID.
Uthe la mahhovisi asagaya omazisi abadala abaluhlaza okudlange ubugebengu bokukokotelwa kwabo.
"Yingakho sifuqa eyamabhange agaya omazisi besimanje ngoba emahhovisi angu-348 ezweni lonke, kunalawa angu-101 angakwazi ukugaya omazisi besimanje. Uma silinda uxhaso kusho ukuthi sizolinda ingunaphakade," usho kanje.
Uthe onyakeni odlule bakhiphe omazisi ama-smart ID abangu-3.6 million.
Denne historien er fra July 09, 2025-utgaven av Isolezwe.
Abonner på Magzter GOLD for å få tilgang til tusenvis av kuraterte premiumhistorier og over 9000 magasiner og aviser.
Allerede abonnent? Logg på
FLERE HISTORIER FRA Isolezwe
Isolezwe
Kuphela ukuqagela ngabaqhathwe kumaMetro FM Music Awards
NAPHEZU kokuthi amaqembu ezepolitiki ezwakalise ukukhathazeka ngoxhaso luka-R20 million lwamaMetro FM Music Awards eThekwini nonyaka, amalungiselelo ayaqhubeka njengoba ngoLwesine kuzomenyezelwa abaqokiwe.
1 min
February 24, 2026
Isolezwe
Indodana kasomatekisi (33) ecaleni lokudlwengula nokukhulelisa ona-14
SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.
2 mins
February 24, 2026
Isolezwe
Bafe olwembiza bethola isidumbu sikathishanhloko
BAKHUNGATHEKILE ngokufa kukathishanhloko wesikole iMbonambi Primary, KwaMbonambi, okuvela ukuthi utholwe eshe wangqongqa emotweni yakhe ngoMgqibelo.
1 mins
February 24, 2026
Isolezwe
Isibuyele eMzumbe indodana kaMseleku abekhala ngayo
ISIVEZE ukuthi izobuyela ekhaya lakubo elikhulu elizeMzumbe, indodana endala kaMusa Mseleku, uMpumelelo, ngemuva kokuvela kwesiqephu esishiye abaningi bemangele ngendlela umuzi obukeka ngayo, njengoba kungasahlali muntu khona.
1 min
February 24, 2026
Isolezwe
I-SABC ichitha amahlebezi ngokunyamalala kukaDJ Sbu
I-SABC ikuchithile ukuthi ukunyamalala komsakazi wohlelo lwasekuseni kwiRadio 2000, uSbusiso \"DJ Sbu\" Leope, kuhlangene nokuvela kwegama lakhe kwiKhomishini kaMadlanga.
1 min
February 23, 2026
Isolezwe
Kunabangaphandle kwabangu-16 000 abahlala emigwaqweni e Thekwini
KUKHONA nabasemazweni angaphandle ezinkulungwaneni ezinenkani yesele, ezihlala emgwaqweni yasedolobheni eThekwini.
1 min
February 23, 2026
Isolezwe
Kukhalwa ngowe-Big Brother Mzansi ogeza ekhishini
KUKHALWA ngesenzo sikaThandeka Tshabalala, sokugeza ubuso nokuxubha kusinki wokuwasha izitsha, ohlelweni i-Big Brother Mzansi okungaholela ekutheni abanye abasendlini bagule, ngokusho kukadokotela.
1 min
February 23, 2026
Isolezwe
Uvalo ngabebephuza kuhlasela izikhukhula eNanda
THI seyakhuluma nezinhlaka zikahulumeni kwaze koma amathe, imindeni eyisishiyagalolunye yaseMzomusha, KwaBester, eNanda, ngomhosha ovele ugcwale amanzi, kumbozeke izindlu uma kuke kwana imvula enamandla.
2 mins
February 23, 2026
Isolezwe
Bakhathazekile kubulawa isaguga ebesiwusizo
UHLALELE ovalweni umphakathi waseMandeni kulandela ukubulawa ngesihluku kwesalukazi esineminyaka engu-75, uNkk Busisiwe Nokuthula MaMkhwanazi Ngema, okusolwa ukuthi ushaywe wagencwa esemzini wakhe.
1 min
February 20, 2026
Isolezwe
Basematheni oMarawa noThando Thabethe bebonakala ndawonye
ZISEMATHENI izilomo zosaziwayo uRobert \"Madluphuthu\" Marawa noThando Thabethe ngezizathu ezingahlangene nomsebenzi ezaziwa ngawo.
1 min
February 20, 2026
Listen
Translate
Change font size

