Facebook Pixel OweMetro FM uthi kwamvulela iminyango ukuvolontiya kwiGagasi FM | Isolezwe - newspaper - Les denne historien på Magzter.com

Prøve GULL - Gratis

OweMetro FM uthi kwamvulela iminyango ukuvolontiya kwiGagasi FM

Isolezwe

|

July 09, 2025

UMSAKAZI weMetro FM, u-Ayabonga "Zola Zeelovin" Mhlongo, uthe kwamsiza kakhulu ukusebenza ngokuzinikela kwiGagasi FM lapho ayevolontiya khona ngoba kugcine kumvulele iminyango eminingi. Ekhuluma kwiEngineer Your Life (okuyiYouTube Channel) uZola (31), osakaza iBest Weekend Breakfast noSomizi Mhlongo, uthe kwamsiza kakhulu ngoba kwamcija kulo mkhakha waze wagcina echaze abaphathi balesi siteshi.

- CHARLES KHUZWAYO

OweMetro FM uthi kwamvulela iminyango ukuvolontiya kwiGagasi FM

"Bangibiza banginikeza uhlelo emuva kokubamba iqhaza ohlelweni lukaKing Sifiso." Uthe waqala wacela imali engango-R200 kunina ukuze enze i-demo okuyiyo ayithumelela abantu abahlukahlukene.

"Kubona bonke nguKing Sifiso owangiphendula kwi-dm. Wangitshela ukuthi asihlangane ukuze ngimtshele ngezifiso zami. Ngabe sengiba nengosi ohlelweni lwakhe, ngingaholi unyaka wonke." Uthe wayehlale enxusa abantu ukuba balalele ingosi yakhe.

FLERE HISTORIER FRA Isolezwe

Isolezwe

Bakhathazekile abe-e-hailing bephinde behlaselwa KwaNdengezi

SEBUZWAKALISE ukukhathazeka ngokuhlaselwa kwabashayeli KwaNdengezi, ubuholi benhlangano elwela amalungelo abashayeli abahamba ngezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile, iKZN E-Hailing Council.

time to read

2 mins

June 05, 2026

Isolezwe

Kumvulele eminye iminyango ukugqamisa isiko lesizulu eMelika

UKHUTHAZA intsha ukuthi ingalinge isabe ukuthatha amathuba avelayo kwamanye amazwe uSandile Ngobese (24), waseVumankala, eNquthu ongumpheki edolobheni laseSouth Carolina, eMelika.

time to read

1 min

June 05, 2026

Isolezwe

Isolezwe

I-ANC ihlangane namaciko inxenxa ivoti ukubuyisa omasipala

EMKHANKASWENI wayo wokubuyisa oMasipala abayilahlekela okhethweni lohulumeni basekhaya, i-ANC KwaZulu-Natal isihlangane namaciko akulesi sifundazwe yathembisa ukuwaqasha emicimbini ehlukene ezobe ikhankasa kuyo.

time to read

1 mins

June 04, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ukusebenzisa i-Ashwagandha kunomthelela omubi

I NGCINDEZI yasemsebenzini, ukugqilazeka emqondweni ngenxa yezinselelo zobudlelwano bezothando, indlala yamathuba omsebenzi, ububha nokunye okuhlupha abantu nsuku zonke - yizona zizathu ezinqala osekuvele ukuthi zenza abantu abaningi basebenzise imikhiqizo yekhambi lodumo, i-Ashwagandha.

time to read

1 mins

June 04, 2026

Isolezwe

Isolezwe

I-UCT nocwaningo ngokungaqasheki kwentsha

ABANTU abasha abafundele imikhakha ehlukene yemfundo ephakeme basuke bebheke ukuthi ukuqashwa kwabo kulele ekutheni babizwe kwinhlolokhono yomsebenzi, okubanika ithuba lokuzidayisa ngokusho okuhlabahlosile okungadoba iso nendlebe kwabagashayo.

time to read

1 min

June 03, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Zithuka izanya izihlobo zikathisha obulawe ngesihluku

ZITHUKA izanya izihlobo zikathisha waseMkhombe High, oMbimbini Reserve, KwaNongoma, kulandela ukudutshulwa kwakhe ngesihluku, kade kunohlu lwabomndeni abazobulawa okuthiwa beluzungeza ezinkundleni zokuxhumana.

time to read

2 mins

June 03, 2026

Isolezwe

Kusolwa izidakamizwa ngogwaze wabulala uyise

USALE udidekile umndeni wowesilisa obebaleke kubo emva kokugwaza uyise afe esebuya ekhaya esezwakala ingqondo ingasathathi kahle, wabuye wanyamalala engakabizwa amaphoyisa.

time to read

1 mins

June 03, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ayingithusi eka-R1 million wokukhokhela ozongibulala: Phakel'umthakathi

ISHINGA lakwaMandlakazi, KwaNongoma, enyakatho yaKwaZulu-Natal, eliyisishoshovu sezamasiko uPhakel' umthakathi, selidalule ukuthi alithuswa nakancane yisenzo sabantu bokufika, elibasola ngokuthi bahlanganise u-R1 million wokukhokhela inkabi ukuthi imsoconge.

time to read

1 min

June 03, 2026

Isolezwe

Kuhambe induna yabalandeli beNdlamlenze

ISIHLABANI sikamaskandi, uKhuzani \"Indlamlenze\" Mpungose, sigqemeke udume lwengozi sishiywa emhlabeni yinduna yabalandeli baso baKwaNongoma, uXolani \"Sdakamizwa\" Mathe.

time to read

1 min

June 02, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Owe-kwaito necwecwe lohambo lweminyaka ewu-25 emculweni

U MCULI wekwaito uNkiyase Mondlana-Mbatha usedalule ukuthi uzosebenzisa icwecwe lakhe lesihlanu ukugubha iminyaka engaphezu kuka-25 esendimeni yezobuciko, nokuzoba yindlela yokukhombisa abeza ngemva kwakhe okungabasiza ukubukela esigabeni akusona.

time to read

1 min

June 02, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size