Prøve GULL - Gratis
Imbibizane kuqinisekiswa ukuvalwa kwenkampani 'kaMotsepe'
Isolezwe
|July 03, 2025
ISIKHONDLAKHONDLA senkampani eyenza imikhiqizo yensimbi i-Assmang Manganese siqinisekise ukuthi iyavalwa, kulandela ukuphothulwa kohlelo lokudiliza abasebenzi eluqale ekuqaleni kwalo nyaka, njengoba isidalule ukuthi izovala amasango ngo-Agasti 31 nonyaka.
Isolezwe like labika ngezindaba zokuvalwa kwale nkampani ngoMashi nonyaka, lapho lalithole khona ngemithombo yalo engashayi eceleni ukuthi lwase luqalile uhlelo lokuthi kudilizwe futhi kuvalwe le nkampani eyakhele kwaXimba, eCato Ridge, okudume ukuthi iphethwe ngenye yezimpunyela engusomabhizinisi wakuleli uDkt Patrice Motsepe.
Esitatimendeni sabezindaba esithunyelwe yile nkampani, idalule ukuthi yenze konke okusemandleni ukwenza izinto ngenye indlela ukuhlenga imisebenzi yabasebenzi, kepha kwacaca ukuthi ibingasekho enye indlela engenza ngayo ukuze ingavali.
Denne historien er fra July 03, 2025-utgaven av Isolezwe.
Abonner på Magzter GOLD for å få tilgang til tusenvis av kuraterte premiumhistorier og over 9000 magasiner og aviser.
Allerede abonnent? Logg på
FLERE HISTORIER FRA Isolezwe
Isolezwe
I-ANC ihlangane namaciko inxenxa ivoti ukubuyisa omasipala
EMKHANKASWENI wayo wokubuyisa oMasipala abayilahlekela okhethweni lohulumeni basekhaya, i-ANC KwaZulu-Natal isihlangane namaciko akulesi sifundazwe yathembisa ukuwaqasha emicimbini ehlukene ezobe ikhankasa kuyo.
1 mins
June 04, 2026
Isolezwe
Ukusebenzisa i-Ashwagandha kunomthelela omubi
I NGCINDEZI yasemsebenzini, ukugqilazeka emqondweni ngenxa yezinselelo zobudlelwano bezothando, indlala yamathuba omsebenzi, ububha nokunye okuhlupha abantu nsuku zonke - yizona zizathu ezinqala osekuvele ukuthi zenza abantu abaningi basebenzise imikhiqizo yekhambi lodumo, i-Ashwagandha.
1 mins
June 04, 2026
Isolezwe
I-UCT nocwaningo ngokungaqasheki kwentsha
ABANTU abasha abafundele imikhakha ehlukene yemfundo ephakeme basuke bebheke ukuthi ukuqashwa kwabo kulele ekutheni babizwe kwinhlolokhono yomsebenzi, okubanika ithuba lokuzidayisa ngokusho okuhlabahlosile okungadoba iso nendlebe kwabagashayo.
1 min
June 03, 2026
Isolezwe
Zithuka izanya izihlobo zikathisha obulawe ngesihluku
ZITHUKA izanya izihlobo zikathisha waseMkhombe High, oMbimbini Reserve, KwaNongoma, kulandela ukudutshulwa kwakhe ngesihluku, kade kunohlu lwabomndeni abazobulawa okuthiwa beluzungeza ezinkundleni zokuxhumana.
2 mins
June 03, 2026
Isolezwe
Kusolwa izidakamizwa ngogwaze wabulala uyise
USALE udidekile umndeni wowesilisa obebaleke kubo emva kokugwaza uyise afe esebuya ekhaya esezwakala ingqondo ingasathathi kahle, wabuye wanyamalala engakabizwa amaphoyisa.
1 mins
June 03, 2026
Isolezwe
Ayingithusi eka-R1 million wokukhokhela ozongibulala: Phakel'umthakathi
ISHINGA lakwaMandlakazi, KwaNongoma, enyakatho yaKwaZulu-Natal, eliyisishoshovu sezamasiko uPhakel' umthakathi, selidalule ukuthi alithuswa nakancane yisenzo sabantu bokufika, elibasola ngokuthi bahlanganise u-R1 million wokukhokhela inkabi ukuthi imsoconge.
1 min
June 03, 2026
Isolezwe
Kuhambe induna yabalandeli beNdlamlenze
ISIHLABANI sikamaskandi, uKhuzani \"Indlamlenze\" Mpungose, sigqemeke udume lwengozi sishiywa emhlabeni yinduna yabalandeli baso baKwaNongoma, uXolani \"Sdakamizwa\" Mathe.
1 min
June 02, 2026
Isolezwe
Owe-kwaito necwecwe lohambo lweminyaka ewu-25 emculweni
U MCULI wekwaito uNkiyase Mondlana-Mbatha usedalule ukuthi uzosebenzisa icwecwe lakhe lesihlanu ukugubha iminyaka engaphezu kuka-25 esendimeni yezobuciko, nokuzoba yindlela yokukhombisa abeza ngemva kwakhe okungabasiza ukubukela esigabeni akusona.
1 min
June 02, 2026
Isolezwe
Bazophunyuzwa wukuboshwa kwesoka elisolwa ngokubulala
UMNDENI wowesifazane ongasekho waseShakashead, KwaDukuza, ufuna amaphoyisa athungathe uyise wengane yakhe, ambophe, kulandela ukuvela kwezinsolo zokuthi umbulale ngoshevu.
2 mins
June 02, 2026
Isolezwe
Bafuna izimpendulo ngokuthiwa ubulawe wugandaganda
UFUNA izimpendulo ezizwakalayo umndeni wowesilisa waseDriefontein, oThongathi, kulandela isigameko sokufa kwakhe emsebenzini ngoMgqibelo, kuthiwa ushayiswe ugandaganda.
1 min
June 02, 2026
Listen
Translate
Change font size
