Prøve GULL - Gratis
Ungabazane kwabeChiefs ngomgadli omusha
Isolezwe
|July 02, 2025
BASHAYA amakhala ngesibalo samagoli neligi obekudlala kuyona umgadli omusha weKaizer Chiefs uFlavio Silva odabuka ePortugal yize azalelwa eGuinea-Bissau.
UFlavio (29), iChiefs ehlose ukuqeda ngaye indlala yamagoli, uyibhakuzise amahlandla ayisishiyagalolunye inethi emidlalweni yeligi enkulu yase-Indonesia engu-33 lapho abedlalela khona iPersebaya Surabaya.
Akuyena yedwa uFlavio omenyezelwe yiChiefs njengenduku yayo entsha kepha kukhona noNkanyiso Shinga (25) abamthole kwiFC Alverca no-Ethan Chrislett (26) obegijima kwiPort Vale edlala emazingeni aphansi ebhola lase-England.
Okwenza uFlavio agqame wukuthi izinombolo zakhe zikhomba ukuthi akabukeki njengesixazululo ezinkingeni ezibhekene naleli qembu elihamba kusasa liyoqala ukuzicijela isizini entsha yeBetway Premiership eNetherlands.
Denne historien er fra July 02, 2025-utgaven av Isolezwe.
Abonner på Magzter GOLD for å få tilgang til tusenvis av kuraterte premiumhistorier og over 9000 magasiner og aviser.
Allerede abonnent? Logg på
FLERE HISTORIER FRA Isolezwe
Isolezwe
ISilo sikhuze osomatekisi ngobulwane
SILO uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini sixwayise ngokuthi impi eqhubeka e-Iran izoba nomthelela omubi ukwedlula ngisho ubhubhane iCorona, saphinde saxwayisa osomatekisi abaphathisa abantu okwezilwane
1 mins
April 07, 2026
Isolezwe
Uyazihlangula umasipala kolwesikhulu esiphawule ngomiselwe u-R1.5 million
UMASIPALA iDkt Nkosazana Dlamini Zuma uyawakhahlela amahlebezi okuthi ukumiswa kwesikhulu esiphezulu salo masipala, uMnuz Nkosiyezwe Vezi, kumayelana nokuthi siphawule ezinkundleni zokuxhumana ngodaba oluthinta ukuyamaniswa kwesinye sezikhulu zalo masipala, ngokuduka kuka-R1
1 min
April 07, 2026
Isolezwe
Kushaye kwazwela ukushona kwengwazi yeLadysmith Black Mambazo
UBEKHONZE ukucobelela abeza emuva kwakhe ngolwazi uMdletshe Albert Mazibuko obese esele yedwa njengomunye wabayibamba kuqala iLadysmith Black Mambazo okugcine kumenele esibhedlela ngeSonto ebusuku
1 min
April 07, 2026
Isolezwe
Ungena kwelinye igiya umkhankaso wokhetho
UNGENA kwelinye igiya umkhankaso wokukhuthaza intsha ukuthi ivote okhethweni oluzayo lohulumeni basekhaya
1 min
April 02, 2026
Isolezwe
Uvumbuke kwiJozi FM umsakazi ochithwe uKhozi
UQALE ukuzwakala izolo emsakazweni iJozi FM, umsakazi ochithwe Ukhozi FM, uZeal Dladla, ozosakaza uhlelo lwasekuseni phakathi nezinsuku
1 mins
April 02, 2026
Isolezwe
Kuthuse abakumasipala ukubulawa 'kwenkabi ebihlela ukuzobasoconga'
ZETHUKILE izikhulu kuMasipala uMdoni, eScottburgh, kulandela ukuvela kwezinsolo zokuthi inkabi ethelwe othulini ngamaphoyisa ezintatha zayizolo, ibihlela ukuyobulala ezinye zezikhulu
1 mins
April 02, 2026
Isolezwe
Luzoqala ekhaya oluka Sjava lokubungaza iminyaka emculweni
LUZOQALA KwaZulu-Natal, la ezalwa khona umculi waseBergville, uSjava, uhambo lokuhlangana nabalandeli ukubungaza iminyaka eyishumi angena emculweni
1 min
April 02, 2026
Isolezwe
Ukhala ngendlela axoshwe ngayo uSgqemeza okhozini
USIPHO Mbatha, obenza uhlelo lwasekuseni phakathi nezinsuku emsakazweni Ukhozi FM, useveze ukuthi inkontileka yakhe ayivuselelwanga kulo nyaka, hhayi ukuthi uzicelele ukushiya
1 min
April 01, 2026
Isolezwe
Ududuzwe abalandeli bakhe uSgqemeza evalelisa
BAMDUDUZE ngezindlela ezihlukene uSipho \"Sgqemeza\" Mbatha, abalandeli bakhe enkundleni yokuxhumana iFacebook, eveza izindaba zokugcina kwakhe emsakazweni Ukhozi FM
1 min
April 01, 2026
Isolezwe
Simgculisile esikadilika esigixabezwe umfowabo ngokuzama ukubulala
SIMGCULISILE isigwebo sikadilikajele esinikwe umfowabo, owesilisa waseChesterville, eThekwini, kulandela ukulahlwa yicala lokuzama ukubulala indodana yakhe ngoba ethi uyamyala
2 mins
April 01, 2026
Listen
Translate
Change font size
