Prøve GULL - Gratis

Isifundazwe sakithi kumele sihlanjululwe ngokwesintu

Isolezwe

|

June 26, 2025

MHLELI: Ngiyolokhu ngikhalile ngokuthi izinto ezenzeka ezweni, ikakhulukazi esifundazweni sakithi iKwaZulu-Natal ezishiya kukhalwa, zinogcobho phakathi.

Kuyaziwa ukuthi izikhukhula neziphepho yizinto ebezike zenzeke kodwa emveni kwesikhathi eside.

Lokhu okwenzeka manje kuyadida. Okwezimoto ezigingqa abantu kokunye ziphihlizane zodwa maqede kubhubhe abantu, kusha nakuba sekuneminyakana kwenzeka.

Bekuxoxwa ngalezi zimo zemvelo, kuthiwe ngonyaka othile kwake kwaba noDomoyi noma isiphepho esabhubhisa abantu ekutheni, kuxoxwe ngento oseku neminyaka yedlula, hhayi lokhu okwenzeka iminyaka ilandelana.

Kokunye bekuvele kudume izulu ligqagqamuke ebusika. Ngikhuluma nje, miningi imindeni kumanje engenamakhaya ngeziphepho zakamuva ezishaye zavithiza imizi yawo.

FLERE HISTORIER FRA Isolezwe

Isolezwe

Abuye ngezinkani amaphara edla umzila edolobheni eThekwini

IMILUTHA yewunga esivimbanise emgwaqweni uChe Guevara (Moore Road) enkabeni yeTheku

time to read

1 min

November 07, 2025

Isolezwe

Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni

Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni

time to read

1 min

October 29, 2025

Isolezwe

Isikhulu sonogada sikhomba usomatekisi ngokufa kukathisha

Isithombe: DOCTOR NGCOBO/INDEPENDENT NEWSPAPERS

time to read

1 min

October 28, 2025

Isolezwe

Isolezwe

HALALA BAFANA BAFANA!

KUFEZEKE iphupho leminyaka labathandi bebhola baseMzansi iBafana Bafana izibekisela indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoba ngonyaka ozayo e-USA, Canada naseMexico.

time to read

1 min

October 15, 2025

Isolezwe

Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi

Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi

time to read

1 min

October 15, 2025

Isolezwe

Kwaze 'kwabhizi' eMzansi

EZINYE zezimoto ezishaqwe yi-Special Investigating Unit emzini oseSandton kaMnuz Hangwani Maumela (osesithombeni esishuthekiwe kwesokudla)

time to read

1 min

October 10, 2025

Isolezwe

'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'

U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'

time to read

1 min

September 03, 2025

Isolezwe

Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela

KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick

time to read

1 min

September 02, 2025

Isolezwe

Bakhungathekile

UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.

time to read

1 min

August 27, 2025

Isolezwe

Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume

INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha

time to read

1 min

August 20, 2025

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size