Prøve GULL - Gratis

Ithuba 'lokuzincengela' kwabeqiwa yijezi kwiChiefs

Isolezwe

|

June 23, 2025

UKUQALA kwesonto kufana nokugala kwenhlolokhono kubadlali abathile beKaizer Chiefs okunezinkomba zokuthi kabekho enhliziyweni yomqeqeshi uNasreddine Nabi obukeka ezoqhubeka nokupheka leli qembu laseNaturena yize kusabalale imibiko emkhomba endleleni afika ngayo ngasekupheleni kwesizini edlule.

- MTHOKOZISI MNCUSENI

Amakhosi abuyele emsebenzini ngesonto eledlule lapho bekuzohlolwa khona abadlali ngaphambi kokuqala kwamalungiselelo okubhekisa amabombo phesheya kwezilwandle.

IChiefs izokulungiselela eNetherlands ukugala kwesizini entsha yeBetway Premiership kusukela kungoJulayi 3 kuya ku-19 ngenhloso yokubumba iqembu kwazise iqede ngaphandle kweTop 8.

"Sinesibopho sokukhokha ubuncane besikhathi esisichithe nemindeni ngokubajabulisa ngokushaya into ecokeme ngesizini ezayo," kusho uKaizer Motaung Jnr, kwivideo ephanyekwe yithimba labezindaba leChiefs ezinkundleni zokuxhumana ngosuku ababuyele ngalo emsebenzini.

FLERE HISTORIER FRA Isolezwe

Isolezwe

Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni

Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni

time to read

1 min

October 29, 2025

Isolezwe

Isikhulu sonogada sikhomba usomatekisi ngokufa kukathisha

Isithombe: DOCTOR NGCOBO/INDEPENDENT NEWSPAPERS

time to read

1 min

October 28, 2025

Isolezwe

Isolezwe

HALALA BAFANA BAFANA!

KUFEZEKE iphupho leminyaka labathandi bebhola baseMzansi iBafana Bafana izibekisela indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoba ngonyaka ozayo e-USA, Canada naseMexico.

time to read

1 min

October 15, 2025

Isolezwe

Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi

Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi

time to read

1 min

October 15, 2025

Isolezwe

Kwaze 'kwabhizi' eMzansi

EZINYE zezimoto ezishaqwe yi-Special Investigating Unit emzini oseSandton kaMnuz Hangwani Maumela (osesithombeni esishuthekiwe kwesokudla)

time to read

1 min

October 10, 2025

Isolezwe

'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'

U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'

time to read

1 min

September 03, 2025

Isolezwe

Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela

KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick

time to read

1 min

September 02, 2025

Isolezwe

Bakhungathekile

UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.

time to read

1 min

August 27, 2025

Isolezwe

Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume

INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha

time to read

1 min

August 20, 2025

Isolezwe

Isolezwe

Umndeni ungcwabe umlenze isidumbu singatholakali

KUBE yinjabulo kuvulwa ifemu yakwaMahindra South Africa esinkudlwana eDube Trade Port eThekwini, izolo.

time to read

1 min

August 13, 2025

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size