Prøve GULL - Gratis
Amazwibela ama-soapie
Isolezwe
|June 23, 2025
INIMBA Ngo-9 ebusuku, kuMzansi Magic ULIKAMVA noQhawe babuza uHlathi ngokuthi kwenzakalani kodwa abatholi mpendulo. UZinhle akanazo izinhlelo zokubuyela esikhungweni semfundo ephekeme futhi ungqubuzana nonina kakhulu. Kunokutatazela uma uThumeka enyamalala kulandela ukuthola okumphathe kabuhlungu. UQhawe ufuna usizo kuMawethu ukuthola unina. UThumeka uyavela futhi kubizwa umhlangano womndeni. Owesifazane uyenqaba ukwamukela ukwehlulwa futhi wenza konke ukubuyisa isoka lakhe. Ithimba likaKhusela lithola okuwuyena obelokhu elicekela phansi futhi liyashaqeka ukuthi ubani.
-
SCANDAL! Ngo-7.30 ebusuku, ku-e.tv U-TAPS ubona ukuthi kumele enze isivumelwano noSathane noma alahlekelwe kanzima. Amaphupho kaDintle ayashabalala uma isiphakamiso sikaNhloso siveza iqiniso elikude kunabekulindele. UTalitha akafundanga lutho njengoba eqala futhi efundisa indodana yakhe. UMaDlomo usabisa ngokuxosha uNhloso. UMthunzi usebheke okukhulu. Umnyakazo kaTiro uvalela uTaps ekhoneni. UNhloso akeneme ngokubona isivakashi somkakhe. Kubukeka sengathi umndeni wakwaGasa uzophoqeleka ukwamukela ilungu elisha.
Denne historien er fra June 23, 2025-utgaven av Isolezwe.
Abonner på Magzter GOLD for å få tilgang til tusenvis av kuraterte premiumhistorier og over 9000 magasiner og aviser.
Allerede abonnent? Logg på
FLERE HISTORIER FRA Isolezwe
Isolezwe
Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni
Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni
1 min
October 29, 2025
Isolezwe
Isikhulu sonogada sikhomba usomatekisi ngokufa kukathisha
Isithombe: DOCTOR NGCOBO/INDEPENDENT NEWSPAPERS
1 min
October 28, 2025
Isolezwe
HALALA BAFANA BAFANA!
KUFEZEKE iphupho leminyaka labathandi bebhola baseMzansi iBafana Bafana izibekisela indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoba ngonyaka ozayo e-USA, Canada naseMexico.
1 min
October 15, 2025
Isolezwe
Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi
Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi
1 min
October 15, 2025
Isolezwe
Kwaze 'kwabhizi' eMzansi
EZINYE zezimoto ezishaqwe yi-Special Investigating Unit emzini oseSandton kaMnuz Hangwani Maumela (osesithombeni esishuthekiwe kwesokudla)
1 min
October 10, 2025
Isolezwe
'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'
U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'
1 min
September 03, 2025
Isolezwe
Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela
KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick
1 min
September 02, 2025
Isolezwe
Bakhungathekile
UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.
1 min
August 27, 2025
Isolezwe
Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume
INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha
1 min
August 20, 2025
Isolezwe
Umndeni ungcwabe umlenze isidumbu singatholakali
KUBE yinjabulo kuvulwa ifemu yakwaMahindra South Africa esinkudlwana eDube Trade Port eThekwini, izolo.
1 min
August 13, 2025
Listen
Translate
Change font size
