Prøve GULL - Gratis

Ushiyile osolwa ngokuhlukumeza obengumqondisi jikelele waseKZN

Isolezwe

|

June 23, 2025

S ISHIYILE esikhundleni isikhulu esisolwa ngokuhlukumeza obengumgondisi jikelele eHhovisi likaNdunankulu waKwaZulu-Natal, uDkt Nonhlanhla Mkhize.

- SABELO NSELE

Ushiyile osolwa ngokuhlukumeza obengumqondisi jikelele waseKZN

Obengumqondisi ophikweni lokuthuthukiswa kwentsha eHhovisi likaNdunankulu, uMnuz Melusi Ndima, ushiye esikhundleni sakhe kungakapheli sikhathi kuvele ukuthi wahlukumeza uDkt Mkhize.

Lokhu kuvele esitatimendeni esikhishwe yiHhovisi likaNdunankulu izolo, lapho khona beliphendula izinsolo zikaDkt Mkhize okhale ngokushalazelwa kwezinsolo zakhe.

IHhovisi likaNdunankulu, uMnuz Thami Ntuli, livele selisikhangisile isikhala somsebenzi obuwenziwa uNdima.

UNdima ukhonjwa kwabanye bomasipala abaphethwe yi-IFP.

FLERE HISTORIER FRA Isolezwe

Isolezwe

Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni

Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni

time to read

1 min

October 29, 2025

Isolezwe

Isikhulu sonogada sikhomba usomatekisi ngokufa kukathisha

Isithombe: DOCTOR NGCOBO/INDEPENDENT NEWSPAPERS

time to read

1 min

October 28, 2025

Isolezwe

Isolezwe

HALALA BAFANA BAFANA!

KUFEZEKE iphupho leminyaka labathandi bebhola baseMzansi iBafana Bafana izibekisela indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoba ngonyaka ozayo e-USA, Canada naseMexico.

time to read

1 min

October 15, 2025

Isolezwe

Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi

Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi

time to read

1 min

October 15, 2025

Isolezwe

Kwaze 'kwabhizi' eMzansi

EZINYE zezimoto ezishaqwe yi-Special Investigating Unit emzini oseSandton kaMnuz Hangwani Maumela (osesithombeni esishuthekiwe kwesokudla)

time to read

1 min

October 10, 2025

Isolezwe

'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'

U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'

time to read

1 min

September 03, 2025

Isolezwe

Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela

KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick

time to read

1 min

September 02, 2025

Isolezwe

Bakhungathekile

UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.

time to read

1 min

August 27, 2025

Isolezwe

Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume

INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha

time to read

1 min

August 20, 2025

Isolezwe

Isolezwe

Umndeni ungcwabe umlenze isidumbu singatholakali

KUBE yinjabulo kuvulwa ifemu yakwaMahindra South Africa esinkudlwana eDube Trade Port eThekwini, izolo.

time to read

1 min

August 13, 2025

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size