Facebook Pixel Kuchithwe abadala kukhongolose kukhunjulwa isishoshovu se-ANCYL | Isolezwe - newspaper - Les denne historien på Magzter.com
Gå ubegrenset med Magzter GOLD

Gå ubegrenset med Magzter GOLD

Få ubegrenset tilgang til over 9000 magasiner, aviser og premiumhistorier for bare

$149.99
 
$74.99/År

Prøve GULL - Gratis

Kuchithwe abadala kukhongolose kukhunjulwa isishoshovu se-ANCYL

Isolezwe

|

June 19, 2025

UPHIKO IweNtsha ye-ANC ku-ward 1 KwaXimba lukhala "ngamakhehla nogogo" abaqhoqhobele izikhundla kule nhlangano luthi abashenxe manje ungaze ucwile umkhumbi.

- NKOSIKHONA CELE

Lolu phiko lusho lokhu ngesikhathi luhlangene ndawonye ehholo lomphakathi KwaDeda KwaXimba lukhumbula isishoshovu saleli salo mbutho esingasekho uMnuz Dumisani Mkhize, muva nje.

UMkhize wadlula emhlabeni ngo-2018 eneminyaka engu-35. Izikhulumi ebezisina zidedelana zigcizelele ukuthi sekudingeka abantu abasha hhayi ogogo nomkhulu.

UMnuz Sphamandla Khomo oyiphini likanobhala kule nhlangano, uthe sebekhathele ukuthula benze sengathi ababoni ekubeni izinto ziya ngokuya ziba mapeketwane ngaphansi kwezandla zabantu abadala.

FLERE HISTORIER FRA Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Uzithintele uZuluboy egxeka uNgizwe noPhakela

UMREPHA osezinze eMelika, uBrian \"Zuluboy\" Majozi, usephumele obala wagxeka abaholi abalwa nabantu bakwamanye amazwe abakuleli ngokungemthetho.

time to read

1 min

June 19, 2026

Isolezwe

Udilikajele kowabulala umshayeli we-Uber wamshisa

OWESILISA waseMariannhill, eThekwini, owakha itulo lokubulala umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile maqede washisa isidumbu sakhe eWaterloo, eVerulam, ugwetshwe udilikajele ngoLwesithathu.

time to read

2 mins

June 19, 2026

Isolezwe

Belilwa nodlame lwezobulili iphoyisa elibulawe yisoka

UKUTHOLA kunzima ukwamukela isihluku elibulawe ngaso iphoyisa laseMpumalanga, eHammarsdale, umndeni othi belihlale lishumayeza abesifazane ukuthi bangabi abagilwa ngenxa yothando.

time to read

1 mins

June 19, 2026

Isolezwe

Isolezwe

OwoZalo nezinhlelo zokucija abafana

ISILOMO soZalo, uMasoja \"Nkunzi\" Msiza, sizokwethula umkhankaso esihlose ngawo ukucija abafana ukuze babe amadoda aqotho.

time to read

1 mins

June 19, 2026

Isolezwe

Utholwe esizibeni efile owaduka 'esongelwe ngokufa'

IFUNA ambheke eduze umsolwa amaphoyisa izihlobo zowesilisa waseNkonkotho, eDumbe, okutholwe isidumbu sakhe sintanta esizibeni ngoMgqibelo.

time to read

1 mins

June 18, 2026

Isolezwe

Isolezwe

OwoKhozi ucikwe ukubhuqwa wumculi wokholo

U MSAKAZI woKhozi FM, uZama Mseleku, usole umculi ocula owokholo, uJumbo, ngokumphula umoya emuva kokuba uJumbo embhinge ezinkundleni zokuxhumana.

time to read

1 mins

June 18, 2026

Isolezwe

Belizinikele emsebenzini iphoyisa 'elibulawe' uyise wengane

BAKHALE ngokufa olwembiza abantu baselokishini iMpumalanga, eHammarsdale, ngephoyisa okuthiwa lidutshulwe labulawa uyise wengane ngoLwesibili.

time to read

1 min

June 18, 2026

Isolezwe

Iphoyisa lihujwe ngezibhamu lisolwa ngokugwazisa

IPHOYISA likaMasipala weTheku elisolwa ngokugwazisa abafuna ukuba amaphoyisa omkhandlu lihujwe wonogada okuthiwa bebehlome ngezinhlokohlela zezibhamu labaleka laze layongena emahhovisi ayikomkhulu ngeledlule.

time to read

2 mins

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Indida ngenkabi eqoshwe igonyuluka ngetulo lokusoconga uthishanhloko

UTHI uselala obenyoni uthishanhloko waseGobhela Primary Fully Service School, eMthwalume, osola elinye lamaPhini akhe ngokuthi limatasa lihlela uzungu lokumsoconga.

time to read

1 mins

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ubeselahle ithemba umbhali weThe Polygamist

U MBHALI wencwadi ethi The Polygamist, uSue Nyathi uthe le ncwadi okumanje isematheni kwabaningi, ngemuva kokuthi iphendulwe umdlalo ibisinqatshwe ukudayiswa ezindaweni eziningi.

time to read

1 min

June 17, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size