Facebook Pixel UMchunu ucacisa eyokuqoka okhomishana bamaphoyisa | Isolezwe - newspaper - Les denne historien på Magzter.com
Gå ubegrenset med Magzter GOLD

Gå ubegrenset med Magzter GOLD

Få ubegrenset tilgang til over 9000 magasiner, aviser og premiumhistorier for bare

$149.99
 
$74.99/År

Prøve GULL - Gratis

UMchunu ucacisa eyokuqoka okhomishana bamaphoyisa

Isolezwe

|

June 17, 2025

UNGQONGQOSHE wezamaPhoyisa, uMnuz Senzo Mchunu, useveze ukuthi akukho ezandleni zakhe ukuqoka okhomishana bamaphoyisa okuphela izinkontileka zabo ngasekupheleni konyaka.

- NOKUBONGWA PHENYANE

UMchunu ucacisa eyokuqoka okhomishana bamaphoyisa

UMchunu ubehambele endaweni yaseWembezi, eMtshezi ngeSonto, lapho bekunomkhankaso we-Asiyekhaya, wokwamukela amalungu ajoyina i-ANC aphuma kwamanye amaqembu.

Ekhuluma nabezindaba uveze ukuthi akanalo izwi ekugokweni kokhomishana bamaphoyisa njengoba beqokwa nguMkhuzi wamaPhoyisa, uGeneral Fannie Masemola.

“Udaba olungathinti mina lolo, kodwa luzobhekwa uMasemola njengoba kusehhovisi lakhe ukuthi bakhethe okhomishana abasha,” kusho uMchunu.

Uthe yena akubhekile ukuqhubeka nokungenelela ezindaweni ezigcwele ubugebengu ezinye ezikhona KwaZulu-Natal, Gauteng naseWestern Cape.

FLERE HISTORIER FRA Isolezwe

Isolezwe

Basadidekile ngembangela yomlilo ababhujelwe yinqwaba yezihlobo

Uthe kubafi bekukhona izingane zakhe ezimbili, abazukulu bakhe abangamawele abazalwa umufi omdala, bese kuba ewumshana wakhe

time to read

1 min

March 02, 2026

Isolezwe

Uyavela ezimkhalele ngelemali yokuvikela

UZOVELA kusasa eNkantolo yeMantshi yaseThekwini, owesilisa oneminyaka engu-42, oboshwe ngoLwesihlanu, eCornubia, eThekwini, ngecala lokufuna ngodli imali yokuvikela

time to read

1 min

March 02, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Babheme bakholwa emcimbini kaJumbo

ABALITHOLANGA ithuba lokuthi bahlale phansi badonse umoya abalandeli bomculi wokholo, uJumbo Nyangiwe, ngoMgqibelo, ePlayhouse eThekwini

time to read

1 min

March 02, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Akucaci ngekusasa likaNkunzi kuZalo

KHULUNYELWA emakhoneni eyokuhamba kwesilomo somlingisi woZalo, uMasoja Msiza, kulo mdlalo wakwiSABC 1

time to read

1 min

March 02, 2026

Isolezwe

UMaKhwela uphawula ngokufika esithenjini sakwaMseleku

UNKOSIKAZI wesihlanu kaMusa Mseleku uSamkelisiwe Khwela osephumele obala okokuqala ngokungena esithenjini nokugqama ohlelweni uThando Nesithembu

time to read

1 min

February 26, 2026

Isolezwe

Kukhalwa ngedimoni esikoleni 'esinothisha ababhubhisa abafundi ngocansi'

BAVUTHA bengabaselwe abazali babafundi besikole saseMgababa, uMnganiwakhe High, bekhala ngedimoni lothisha abasolwa ngokuzitika ngocansi nabafundi.

time to read

2 mins

February 26, 2026

Isolezwe

Ugcine emxolelile uyise obengayizwa eyokumngcwaba

LUGCINE lugobile uphondo, wamngcwaba uyise owesilisa waseCopesville, eMgungundlovu, kulandela ukushaya phansi ngonyawo isikhathi eside ethi ngeke amngcwabe.

time to read

1 mins

February 26, 2026

Isolezwe

Isolezwe

USbahle ukhathazwa abasamgcona ngokulimala kwakhe

UKHALA ngabantu abasaqhubeka nokuyigcona ngokulimala kwayo engozini yemoto indodakazi kaSbusiso Mpisane, uSbahle, eyaba sengozini yemoto eyayishiya ilimele kabi

time to read

1 min

February 25, 2026

Isolezwe

Odilikajele kwabanquma umuntu uqhoqhoqho ngebhodlela

BAPHELELWE amagama abesilisa ababili baseNanda ngesikhathi iNkantolo yesiFunda yaseNtuzuma ibagixabeza ngesigwebo sikadilikajele umuntu ngamunye ngecala lokunquma owesilisa uqhoqhoqho.

time to read

1 mins

February 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kusolwa uXaba ngokuba nesandla sensimbi ezinganeni

Kusolwa uVJ Xaba ngokuba nesandla esingafani ezinganeni zakhe njengoba abaningi bemgxeke ngokungaphathi kahle enye yamadodana akhe uNdu esiqeshini sakamuva

time to read

1 min

February 25, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size