Facebook Pixel UBaloyi ufisa iChiefs isike iphethini kwiPirates | Isolezwe - newspaper - Les denne historien på Magzter.com

Prøve GULL - Gratis

UBaloyi ufisa iChiefs isike iphethini kwiPirates

Isolezwe

|

June 11, 2025

UQWEQWE lukanozinti wakudala weKaizer Chiefs, uBrian "Spider-Man" Baloyi, lululeke Amakhosi ngokugcina esikhundleni, uNasreddine Nabi, nangokumsondezela umqeqeshi oluqondayo usikompilo lukanobhutshuzwayo waseMzansi nolimi olukhulunywa abadlali bakuleli.

- MTHOKOZISI MNCUSENI

UBaloyi ufisa iChiefs isike iphethini kwiPirates

Isizini edlule iqale yaze yaphela silokhu sisho phezulu isililo sokuthi akukho noyedwa ebhentshini likaNabi owumnsinsi wokuzimilela eNingizimu Afrika.

UBaloyi oyinkakha yeChiefs, uthe baningi abadlali baMakhosi akhuluma nabo yize engeke abasho ngamagama kodwa sikhona isidingo sokusondeza eduze kukaNabi umuntu ozowenza umsebenzi ofana nowenziwa nguMandla Ncikazi kwi-Orlando Pirates.

Impumelelo yePirates ngaphansi kukaJose Riveiro, osekungumlando ukuthi useqeqesha i-Al Ahly yase-Egypt, ibingeke yenzeke ngaphandle kukaNcikazi ngokubona kukaBaloyi.

FLERE HISTORIER FRA Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

I-ANC ihlangane namaciko inxenxa ivoti ukubuyisa omasipala

EMKHANKASWENI wayo wokubuyisa oMasipala abayilahlekela okhethweni lohulumeni basekhaya, i-ANC KwaZulu-Natal isihlangane namaciko akulesi sifundazwe yathembisa ukuwaqasha emicimbini ehlukene ezobe ikhankasa kuyo.

time to read

1 mins

June 04, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ukusebenzisa i-Ashwagandha kunomthelela omubi

I NGCINDEZI yasemsebenzini, ukugqilazeka emqondweni ngenxa yezinselelo zobudlelwano bezothando, indlala yamathuba omsebenzi, ububha nokunye okuhlupha abantu nsuku zonke - yizona zizathu ezinqala osekuvele ukuthi zenza abantu abaningi basebenzise imikhiqizo yekhambi lodumo, i-Ashwagandha.

time to read

1 mins

June 04, 2026

Isolezwe

Isolezwe

I-UCT nocwaningo ngokungaqasheki kwentsha

ABANTU abasha abafundele imikhakha ehlukene yemfundo ephakeme basuke bebheke ukuthi ukuqashwa kwabo kulele ekutheni babizwe kwinhlolokhono yomsebenzi, okubanika ithuba lokuzidayisa ngokusho okuhlabahlosile okungadoba iso nendlebe kwabagashayo.

time to read

1 min

June 03, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Zithuka izanya izihlobo zikathisha obulawe ngesihluku

ZITHUKA izanya izihlobo zikathisha waseMkhombe High, oMbimbini Reserve, KwaNongoma, kulandela ukudutshulwa kwakhe ngesihluku, kade kunohlu lwabomndeni abazobulawa okuthiwa beluzungeza ezinkundleni zokuxhumana.

time to read

2 mins

June 03, 2026

Isolezwe

Kusolwa izidakamizwa ngogwaze wabulala uyise

USALE udidekile umndeni wowesilisa obebaleke kubo emva kokugwaza uyise afe esebuya ekhaya esezwakala ingqondo ingasathathi kahle, wabuye wanyamalala engakabizwa amaphoyisa.

time to read

1 mins

June 03, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ayingithusi eka-R1 million wokukhokhela ozongibulala: Phakel'umthakathi

ISHINGA lakwaMandlakazi, KwaNongoma, enyakatho yaKwaZulu-Natal, eliyisishoshovu sezamasiko uPhakel' umthakathi, selidalule ukuthi alithuswa nakancane yisenzo sabantu bokufika, elibasola ngokuthi bahlanganise u-R1 million wokukhokhela inkabi ukuthi imsoconge.

time to read

1 min

June 03, 2026

Isolezwe

Kuhambe induna yabalandeli beNdlamlenze

ISIHLABANI sikamaskandi, uKhuzani \"Indlamlenze\" Mpungose, sigqemeke udume lwengozi sishiywa emhlabeni yinduna yabalandeli baso baKwaNongoma, uXolani \"Sdakamizwa\" Mathe.

time to read

1 min

June 02, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Owe-kwaito necwecwe lohambo lweminyaka ewu-25 emculweni

U MCULI wekwaito uNkiyase Mondlana-Mbatha usedalule ukuthi uzosebenzisa icwecwe lakhe lesihlanu ukugubha iminyaka engaphezu kuka-25 esendimeni yezobuciko, nokuzoba yindlela yokukhombisa abeza ngemva kwakhe okungabasiza ukubukela esigabeni akusona.

time to read

1 min

June 02, 2026

Isolezwe

Bazophunyuzwa wukuboshwa kwesoka elisolwa ngokubulala

UMNDENI wowesifazane ongasekho waseShakashead, KwaDukuza, ufuna amaphoyisa athungathe uyise wengane yakhe, ambophe, kulandela ukuvela kwezinsolo zokuthi umbulale ngoshevu.

time to read

2 mins

June 02, 2026

Isolezwe

Bafuna izimpendulo ngokuthiwa ubulawe wugandaganda

UFUNA izimpendulo ezizwakalayo umndeni wowesilisa waseDriefontein, oThongathi, kulandela isigameko sokufa kwakhe emsebenzini ngoMgqibelo, kuthiwa ushayiswe ugandaganda.

time to read

1 min

June 02, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size