試す 金 - 無料
OwaseNdlunkulu uqwashiswa yisingumo seNkantolo yoMthethosisekelo
Isolezwe
|January 27, 2026
UMNTWANA waseNdlunkulu kaZulu ubona isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo esithinta imishado sizokwenza ukuthi abantu babe manqika ukushada umshado wesintu.
UMntwana omkhulu wasoNkweni, u-Africa Zulu, uthe isinqumo senkantolo sangeledlule senza kubukeke sengathi kuyingozi ukushada umgcagco wesintu, uthi lokho kudala itwetwe nongabazane.
Inkantolo inqume ukuthi abantu abagcagce ngokwesintu bafana nabashade umshado ohlanganisa amafa, akukhathaleki noma ngabe kuthiwa babuye bashada umshado wephepha ohlukanisa amafa emva komgcagco. Ngokwesinqumo senkantolo ukukhokhwa kwelobolo kusho ukuthi nisuke senishade umshado ohlanganisa amafa. Inkantolo ibihlulela ecaleni lezithandani ezaqala ngomgcagco wesintu, ngaphambi kokuthi zishade umshado ohlukanisa amafa.
このストーリーは、Isolezwe の January 27, 2026 版からのものです。
Magzter GOLD を購読すると、厳選された何千ものプレミアム記事や、10,000 以上の雑誌や新聞にアクセスできます。
すでに購読者ですか? サインイン
Isolezwe からのその他のストーリー
Isolezwe
Kuvela okushaqisayo ngokufa kweqembu lomaskanda
KUVELE okushaqisayo ngokwaholela ekubhidlikeni kweqembu lebhola labaculi bakamaskandi, iMaskandi FC. Ngaphambi kokuba leli qembu libe yinhlakanhlaka kukhona abanukwa ngokuthwala nangokuthwebula izinhlanhla zabanye, abanye babizwa ngaphansi kweziketi zonina, abanye bacishe babambana ngezandla, kwakhona ukufelana ngamathe futhi kwakhonjwana nangezibhamu.
1 mins
January 27, 2026
Isolezwe
OwaseNdlunkulu uqwashiswa yisingumo seNkantolo yoMthethosisekelo
UMNTWANA waseNdlunkulu kaZulu ubona isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo esithinta imishado sizokwenza ukuthi abantu babe manqika ukushada umshado wesintu.
1 min
January 27, 2026
Isolezwe
Basola umuntu owaziwayo kubulawa othandana nabobulili obufana nobakhe
USOLA ukuthi umsolwa wumuntu owaziwayo umndeni wowesilisa obethandana nabantu abanobulili obufana nobakhe, okuthiwa ubulawe ngesihluku eNumber 9, KwaXimba, ngeSonto.
1 mins
January 27, 2026
Isolezwe
Ibandla lakwaShembe liyathimula ngabacela ngezipho eziphezulu
IBANDLA lamaNazaretha, eBuhleni, seligxeke indaba yezinsizwa zebandla ezikhangisa ezinkundleni zokuxhumana izipho eziphezulu ezizithengela izintombi ezizikhetha ngosuku lokugcina lomhlangano kaJanuwari.
1 min
January 27, 2026
Isolezwe
Kukhuzwa ukuyamanisa ukufa nokhozi kushona uNjinji
UPHATHE kabi futhi kwathusa abaningi ukudlula emhlabeni kowayengumsakazi woKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza, othathwe wukugula esibhedlela ngoMgqibelo ekuseni.
2 mins
January 26, 2026
Isolezwe
UNjinji ushone esenamakhono anhlobonhlobo
FANELESIBONGE BENGU UMANDLA \"Njinji”/Njinji Wami Magwaza oshone ngoMgqibelo, ubedabuka eJozini.
1 min
January 26, 2026
Isolezwe
Unengwe 'umfowabo owazibulala' ngokumfaka kumshwalense wesigidi engazi
USEVULE icala futhi uvutha engabaselwe owesilisa waseShowe othi uvulelwe ngumfowabo angamethembi umshwalense wesigidi samarandi engazi.
2 mins
January 23, 2026
Isolezwe
UMafikizolo ubungazwa wuKhozi eThekwini
UMCULI kamaskandi uLethukuthula \"Umafikizolo\" Mhlongo uzobungazwa wuKhozi FM ezindlini zokusakaza kwiSABC namuhla emuva kokuhlukanisa unyaka kulesi sikhondlakhondla somsakazo
1 min
January 23, 2026
Isolezwe
UNdoni uqhakambise uGandaganda ogqame ngokubhikla ingoma
UMCULI kamaskandi osemusha nongomunye wabangaconsi phansi kubalandeli kulezi zinsuku, uGandaganda, usedalule ukuthi iso elibukhali likazakwabo kule ndima futhi osengumphathi wakhe emculweni, uNdoni, yilona elisize ukuqhakambisa ikhono lakhe lokucula nokugida ingoma.
1 mins
January 23, 2026
Isolezwe
I-ANC isobishini 'ngokugweva' nemali yamaciko
I-AFRICAN National Congress (ANC) isobishini njengoba seyize yafakwa eNkantolo eNkulu yaseGoli ngenxa yezinsolo zokugweva nemali yamaciko ewuR423 228, 75.
1 min
January 23, 2026
Listen
Translate
Change font size

