試す 金 - 無料
UMncwango ubona ingcindezi kuMofokeng kuhamba uNkota
Isolezwe
|July 15, 2025
OWAYENGUKAPUTENI we-Orlando Pirates eminyakeni edlule, u-Innocent Mncwango, ukholwa wukuthi isihlabani saleli qembu, uRelebohile Mofokeng, singase sizithole sinengcindezi ngesizini ezayo uma kwenzeka singalitholi elithuba elifana nelikazakwabo, uMohau Nkota, osanda kusayiniswa yiqembu laseSaudi Arabia.
UNkota usayiniswe yi-Ettifaq FC edlala kwiPro League yaseSaudi Arabia okuvela ukuthi usayine kuyona inkontileka yeminyaka emithathu.
Lesi sikhwishikhwishi somdlali wasophondweni lwesokudla kumenyezelwa ukusayiniswa kwaso yiqembu laseSaudi Arabia nje, iPirates iseSpain lapho izikulungiselela khona isizini ka-2025/26.
"Cishe kuyiphupho lanoma yimuphi umdlali webhola ukuthola ithuba lokuyodlala phesheya kwezilwandle, engikholwa wukuthi kusho lukhulu kuMohau ongumdlali othembisayo kakhulu nosekhombisile esikhathini esifishane eseqenjini elikhulu lePirates ukuthi unekusasa ebholeni.
このストーリーは、Isolezwe の July 15, 2025 版からのものです。
Magzter GOLD を購読すると、厳選された何千ものプレミアム記事や、10,000 以上の雑誌や新聞にアクセスできます。
すでに購読者ですか? サインイン
Isolezwe からのその他のストーリー
Isolezwe
Beliba sematheni ngezinto eziningi igama lenkosi ekhotheme
BELIBA sematheni ngezinto eziningi igama leNkosi yaseMathulini ekhothame kungalindelekile, uPhathisizwe Philbert Luthuli (64)
2 mins
March 11, 2026
Isolezwe
Izinkanyezi
KUMELE ubheke phambili
1 mins
March 11, 2026
Isolezwe
Bayaveva ngephara elidedelwe 'seligonyuluke ngengane ecwiywe iphila'
KHALA ngamaphoyisa awenzele phansi umndeni wengane yentombazane osekuphele amasonto amabili inyamalele emijondolo yaseMarikana, eKokstad
2 mins
March 11, 2026
Isolezwe
Isililo kudlula emhlabeni umlandeli oqavile woSuthu
GQEMEKE udume lwengozi AmaZulu FC ngokudlula emhlabeni komunye wabalandeli bokuqina baleli qembu, uLuyanda \"Small\" Mbuyazi, ngenxa yokugula
1 min
March 11, 2026
Isolezwe
'Angifuni ukuchitha impilo yami ngithanda umufi'
UMREPHA uNadia Nakai eshuthe nomculi wamapiano uToss ezithombeni abazifake ezinkundleni zokuxhumana ngenyanga edlule
2 mins
March 10, 2026
Isolezwe
Kushone ozakhele udumo Emzini Wezinsizwa
INDIMA yemidlalo yethelevishini seyiphinde yagubuzelwa yifu elimnyama ngokudlula komunye wabalingisi asebemnkantshubomvu, uMkhetheni Obed \"Shiyisicefe\" Mgube
1 min
March 10, 2026
Isolezwe
Bahleli lubhojozi abelaphi beshiselwa imizi ngolwengane edukile
AHLELI ngesinqe esisodwa abelaphi bendabuko abakhele imijondolo yaseMarikana, eKokstad, kulandela ukushiswa kwemizi yabo wumphakathi odinwe wudaba lwengane elahlekile
2 mins
March 10, 2026
Isolezwe
UBahubhe usexoshiwe eWorkshop azakhele udumo kuyo
UMASKANDA uBahubhe usedalule ukuthi ngeke aphinde ethule ama-albhamu akhe ngaphandle kwenxanxathela yezitolo iWorkshop enkabeni yeTheku kulandela \"ukuxoshwa\" ngabaphathi bayo ngenxa yokugcwala kwabantu
1 mins
March 09, 2026
Isolezwe
Ibandla lizoya kokhalaza ngqo kuMbhishobhi omisa uFata onobungoma
A ZOZIHAMBISELA ngokwawo izikhalazo zawo kuMbhishobhi oMkhulu uMandla Jwara, ophethe iDayosisi yaseThekwini, esontweni lamaRoma aKhatholika, amalungu ePherish yasePinetown, iThe Immaculate Conception Church
2 mins
March 09, 2026
Isolezwe
UBig Zulu nomcimbi ozoxoxa ngohambo Iwakhe emculweni
UZOXOXA ngohambo lwakhe lokungena endimeni yomculo aze avule isitebele somculo esinabaculi abadumile kuleli, umrepha waseBergville, uSiyabonga Nene odume ngelikaBig Zulu.
1 mins
March 09, 2026
Listen
Translate
Change font size
