Facebook Pixel UMkhwanazi ufanelwe ukwethweswa ungiyane ngokuhlokoloza izikhohlakali | Isolezwe - newspaper - Magzter.comでこの記事を読む
Magzter GOLDで無制限に

Magzter GOLDで無制限に

10,000以上の雑誌、新聞、プレミアム記事に無制限にアクセスできます。

$149.99
 
$74.99/年

試す - 無料

UMkhwanazi ufanelwe ukwethweswa ungiyane ngokuhlokoloza izikhohlakali

Isolezwe

|

July 14, 2025

MHLELI: Umfo kaNdonga, inkomo yomqholiso useyathe waqeda ingcabhayi yasalela kwabahlinzayo, ukucophelela ukungasisiki isikhumba nokuba kungabibikho nyama esalayo esikhumbeni.

Abantu baseNingizimu Afrika bayinkinga ngoba wonke la manyundululu adalulwa umfo kaMkhwanazi (Lieutenant-General Nhlanhla Mkhwanazi) namanye abahlezi phezu kwayo okwenkukhu ifukamele amaqanda bayawazi, ngisho nomengameli kuhlanganisa nongqongqoshe beKhabhinethi yakhe imbala. Thina esikulindele kunye vo, ukubona uRamaphosa egcwalisela ivangeli lakhe ahlale esishumayeza lona elibizwa, phecelezi nge-Renewal in Action (Isinyathelo sokuzalwa kabusha). OwakwaMkhwanazi ngimfanisa nesikhonzi senkantolo umsebenzi waso okusuke kuwukuthumela imiqingo yamaphepha kwabasuke kumele bavuke bazithathe ngokusuke kumele bakuthathele izinyathelo. Bayakhohlwa ukuthi akhuluma ngakho uDonga ngikufanisa ngomvusi wenyamazane okuthi ingavuka ijahwe ngamaphisi.

Isolezwe からのその他のストーリー

Isolezwe

UMaKhwela uphawula ngokufika esithenjini sakwaMseleku

UNKOSIKAZI wesihlanu kaMusa Mseleku uSamkelisiwe Khwela osephumele obala okokuqala ngokungena esithenjini nokugqama ohlelweni uThando Nesithembu

time to read

1 min

February 26, 2026

Isolezwe

Kukhalwa ngedimoni esikoleni 'esinothisha ababhubhisa abafundi ngocansi'

BAVUTHA bengabaselwe abazali babafundi besikole saseMgababa, uMnganiwakhe High, bekhala ngedimoni lothisha abasolwa ngokuzitika ngocansi nabafundi.

time to read

2 mins

February 26, 2026

Isolezwe

Ugcine emxolelile uyise obengayizwa eyokumngcwaba

LUGCINE lugobile uphondo, wamngcwaba uyise owesilisa waseCopesville, eMgungundlovu, kulandela ukushaya phansi ngonyawo isikhathi eside ethi ngeke amngcwabe.

time to read

1 mins

February 26, 2026

Isolezwe

Isolezwe

USbahle ukhathazwa abasamgcona ngokulimala kwakhe

UKHALA ngabantu abasaqhubeka nokuyigcona ngokulimala kwayo engozini yemoto indodakazi kaSbusiso Mpisane, uSbahle, eyaba sengozini yemoto eyayishiya ilimele kabi

time to read

1 min

February 25, 2026

Isolezwe

Odilikajele kwabanquma umuntu uqhoqhoqho ngebhodlela

BAPHELELWE amagama abesilisa ababili baseNanda ngesikhathi iNkantolo yesiFunda yaseNtuzuma ibagixabeza ngesigwebo sikadilikajele umuntu ngamunye ngecala lokunquma owesilisa uqhoqhoqho.

time to read

1 mins

February 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kusolwa uXaba ngokuba nesandla sensimbi ezinganeni

Kusolwa uVJ Xaba ngokuba nesandla esingafani ezinganeni zakhe njengoba abaningi bemgxeke ngokungaphathi kahle enye yamadodana akhe uNdu esiqeshini sakamuva

time to read

1 min

February 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Utholwe elenga nezidumbu zamadodakazi owesilisa waseVerulam

KUSOLWA ukuthi uqale wabulala amadodakazi akhe amabili eneminyaka engu-4 nengu-7, owesilisa (37) waseVerulam, eThekwini, yena wase ezikhunga.

time to read

1 min

February 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuphela ukuqagela ngabaqhathwe kumaMetro FM Music Awards

NAPHEZU kokuthi amaqembu ezepolitiki ezwakalise ukukhathazeka ngoxhaso luka-R20 million lwamaMetro FM Music Awards eThekwini nonyaka, amalungiselelo ayaqhubeka njengoba ngoLwesine kuzomenyezelwa abaqokiwe.

time to read

1 min

February 24, 2026

Isolezwe

Indodana kasomatekisi (33) ecaleni lokudlwengula nokukhulelisa ona-14

SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.

time to read

2 mins

February 24, 2026

Isolezwe

Bafe olwembiza bethola isidumbu sikathishanhloko

BAKHUNGATHEKILE ngokufa kukathishanhloko wesikole iMbonambi Primary, KwaMbonambi, okuvela ukuthi utholwe eshe wangqongqa emotweni yakhe ngoMgqibelo.

time to read

1 mins

February 24, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size