試す 金 - 無料
UMaponyane ukhuza eyokuchizelwa kwabeSundowns
Isolezwe
|July 10, 2025
OMUNYE wabadlali abazakhela igama ebholeni laseNingizimu Afrika eminyakeni edlule, uMarks "Go Man Go" Maponyane, uxwayise ngobungozi bokulaxaza abadlali beMamelodi Sundowns kwiBafana Bafana ngenxa yeminyaka yabo. Kusukela umqeqeshi weBafana, uHugo Broos, athatha lo msebenzi leli qembu lesizwe likhombisa ukudlondlobala ebholeni lase-Afrika.
Okunzima ukukuziba ngalokhu ukuthi ukukhula kweBafana kuncike kakhulu kubadlali beSundowns esingabala kubona uRonwen Williams ongukaputeni, Themba Zwane, Khuliso Mudau, Aubrey Modiba, Teboho Mokoena, Grant Kekana noMothobi Mvala ukubala abambalwa.
Muva nje, uBroos usanda kuveza ukuthi mhlawumbe sekuyisikhathi sokuthi abheke engxenye ngoba yize ethembele kwabeSundowns nesipiliyoni abamnika sona abasithola kwiCaf Champions League kodwa sebehanjelwe yiminyaka kwazise iningi labo selina-30 noma ngaphezulu.
このストーリーは、Isolezwe の July 10, 2025 版からのものです。
Magzter GOLD を購読すると、厳選された何千ものプレミアム記事や、10,000 以上の雑誌や新聞にアクセスできます。
すでに購読者ですか? サインイン
Isolezwe からのその他のストーリー
Isolezwe
Abuye ngezinkani amaphara edla umzila edolobheni eThekwini
IMILUTHA yewunga esivimbanise emgwaqweni uChe Guevara (Moore Road) enkabeni yeTheku
1 min
November 07, 2025
Isolezwe
Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni
Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni
1 min
October 29, 2025
Isolezwe
Isikhulu sonogada sikhomba usomatekisi ngokufa kukathisha
Isithombe: DOCTOR NGCOBO/INDEPENDENT NEWSPAPERS
1 min
October 28, 2025
Isolezwe
HALALA BAFANA BAFANA!
KUFEZEKE iphupho leminyaka labathandi bebhola baseMzansi iBafana Bafana izibekisela indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoba ngonyaka ozayo e-USA, Canada naseMexico.
1 min
October 15, 2025
Isolezwe
Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi
Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi
1 min
October 15, 2025
Isolezwe
Kwaze 'kwabhizi' eMzansi
EZINYE zezimoto ezishaqwe yi-Special Investigating Unit emzini oseSandton kaMnuz Hangwani Maumela (osesithombeni esishuthekiwe kwesokudla)
1 min
October 10, 2025
Isolezwe
'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'
U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'
1 min
September 03, 2025
Isolezwe
Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela
KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick
1 min
September 02, 2025
Isolezwe
Bakhungathekile
UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.
1 min
August 27, 2025
Isolezwe
Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume
INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha
1 min
August 20, 2025
Listen
Translate
Change font size
