Facebook Pixel Okuqaphelekayo ngomlando wabanukwa uMkhwanazi | Isolezwe - newspaper - Magzter.comでこの記事を読む
Magzter GOLDで無制限に

Magzter GOLDで無制限に

10,000以上の雑誌、新聞、プレミアム記事に無制限にアクセスできます。

$149.99
 
$74.99/年

試す - 無料

Okuqaphelekayo ngomlando wabanukwa uMkhwanazi

Isolezwe

|

July 09, 2025

BANOMLANDO okushiya ubambe ongezansi abanye okuvela amagama abo ezinsolweni ezishaqisayo ezenziwe nguKhomishana wamaPhoyisa KwaZuluNatal, uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi.

- SABELO NSELE

Abanye ababalwe nguMkhwanazi, sebeke babhekana nezinsolo ezishaqisayo phambilini, abanye babo sebeke baboshwa.

Sibheka kabanzi umlando wabo bonke abantu uMkhwanazi athinte amagama abo.

Owokuqala owabalwa wuMkhwanazi, nguNgqongqoshe wezamaPhoyisa, uMnuz Senzo Mchunu, amsole ngokusondelana nabantu abaphazamisa ukusebenza komthetho.

UMchunu, umfokaNyawo zekewu, uzalwa eNhlwathi, kwaHlabisa.

Uke wabhekana nezivunguvungu ngesikhathi kubhekwe engqungqutheleni yokukhetha ubuholi be-ANC KwaZulu-Natal eyayingo-2015.

Ngesikhathi kubhekwe kule ngqungquthela kwashona owayengusihlalo we-ANC esifundeni iMusa Dladla, uMnuz Thulani Mashaba, owashona engozini yemoto.

Kwaba khona abanuka uMchunu ngale ngozi, nokuyizinsolo aziphika.

UMchunu wafike wahlulwa kule ngqungquthela, lapho khona ayefuna ukukhuza ibuya njengosihlalo we-ANC KwaZuluNatal.

Ukuhlulwa kwaholelwa ekutheni ehliswe esikhundleni sokuba undunankulu waKwaZulu-Natal. Wake waphatha noMnyango wezeMfundo esifundazweni.

Isolezwe からのその他のストーリー

Isolezwe

Isolezwe

Kuhlehle icala ngezinsolo zokudedelwa ngoshwele kwababoshelwe owe-e-hailing

LIHEHLISELWE uLwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli bakhe.

time to read

2 mins

June 15, 2026

Isolezwe

Kugqame ubuhle bokuthandana kowe-picnic yezinkondlo

UMYALEZO wobuhle bothando, wubumgoka bokuthandana ngokweqiniso nokusebenzisa izindlela namasu okwehlukene ukukhombisana uthando - iyona ndikimba egqame kakhulu emcimbini wobuciko obuqala ukwenzeka nonyaka iGubhela & Friends Poetry Picnic.

time to read

1 mins

June 15, 2026

Isolezwe

USiya uhlonipha isipho ngengoma ayenze noKhuzani

I KHULUMA ngesipho esiyimpilo nezingqinamba ezihlukene abantu abaningi abadlula kuzo empilweni uma beya bekhula, ingoma ethakaselwe abaningi ezinkundleni zokuxhumana kaSiya Ntuli noKhuzani Mpungose.

time to read

1 min

June 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini

UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umunwe ukhomba eduze ngodukile

USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli

SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades

IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 min

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta

UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.

time to read

1 mins

June 12, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ingane iphuze i-energy drink yashona

UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.

time to read

1 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!

SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).

time to read

1 min

June 11, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size