Facebook Pixel Kusale dengwane inqwaba kusha imijondolo | Isolezwe - newspaper - Magzter.comでこの記事を読む

試す - 無料

Kusale dengwane inqwaba kusha imijondolo

Isolezwe

|

July 09, 2025

BABALELWA ku-200 abantu abasale dengwane ngesikhathi kusha imijondolo engaphezu kuka-100 yaseDakota, eSiphingo, eThekwini, izolo.

- ZIMBILI VILAKAZI

UMphathiswa wokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal, uMfu Thulasizwe Buthelezi, izolo uthe ithimba labo lezinhlekelele seliqalile ukuhlanganisa usizo oluzonikezwa iminden ekhahlamezekile.

Uthe akubanga khona muntu ofayo noma olimalayo njengoba abezimo eziphuthumayo bephuthume endaweni yesigameko ngokushesha.

Isolezwe からのその他のストーリー

Isolezwe

Isolezwe

I-SABC ichitha amahlebezi ngokunyamalala kukaDJ Sbu

I-SABC ikuchithile ukuthi ukunyamalala komsakazi wohlelo lwasekuseni kwiRadio 2000, uSbusiso \"DJ Sbu\" Leope, kuhlangene nokuvela kwegama lakhe kwiKhomishini kaMadlanga.

time to read

1 min

February 23, 2026

Isolezwe

Kunabangaphandle kwabangu-16 000 abahlala emigwaqweni e Thekwini

KUKHONA nabasemazweni angaphandle ezinkulungwaneni ezinenkani yesele, ezihlala emgwaqweni yasedolobheni eThekwini.

time to read

1 min

February 23, 2026

Isolezwe

Kukhalwa ngowe-Big Brother Mzansi ogeza ekhishini

KUKHALWA ngesenzo sikaThandeka Tshabalala, sokugeza ubuso nokuxubha kusinki wokuwasha izitsha, ohlelweni i-Big Brother Mzansi okungaholela ekutheni abanye abasendlini bagule, ngokusho kukadokotela.

time to read

1 min

February 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uvalo ngabebephuza kuhlasela izikhukhula eNanda

THI seyakhuluma nezinhlaka zikahulumeni kwaze koma amathe, imindeni eyisishiyagalolunye yaseMzomusha, KwaBester, eNanda, ngomhosha ovele ugcwale amanzi, kumbozeke izindlu uma kuke kwana imvula enamandla.

time to read

2 mins

February 23, 2026

Isolezwe

Bakhathazekile kubulawa isaguga ebesiwusizo

UHLALELE ovalweni umphakathi waseMandeni kulandela ukubulawa ngesihluku kwesalukazi esineminyaka engu-75, uNkk Busisiwe Nokuthula MaMkhwanazi Ngema, okusolwa ukuthi ushaywe wagencwa esemzini wakhe.

time to read

1 min

February 20, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Basematheni oMarawa noThando Thabethe bebonakala ndawonye

ZISEMATHENI izilomo zosaziwayo uRobert \"Madluphuthu\" Marawa noThando Thabethe ngezizathu ezingahlangene nomsebenzi ezaziwa ngawo.

time to read

1 min

February 20, 2026

Isolezwe

Othisha kuthiwa badube ukufundisa bekhala ngamakhamera emakilasini

UPHAZAMISEKE uhlelo lokufunda nokufundisa esikoleni uMkhumbane Secondary, eMayville, eThekwini, ngenxa yesenzo sothisha abawu-20 bakulesi sikole abadube umsebenzi bekhala ngokufakwa kwamakhamera - okusolwa ukuthi afakwe wuthishanhloko wakulesi sikole emagunjini okufundela ukuze kuqine ezokuphepha.

time to read

1 min

February 20, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umlingisi uphika eyokuthandana nowayengumdlali webhola

UMLINGISI ophinde abe wumculi uNomcebo \"Dot\" Mthethwa usezikhahlele ngazo zombili izindaba zokuthi usothandweni oluvutha amalangabi ngowayengumgadli weKaizer Chiefs neSundowns, uKhama Billiat.

time to read

1 min

February 19, 2026

Isolezwe

Kukhalwa ngesibhedlela

UMNDENI wowesifazane waseGlencoe, ukhomba ngenjumbane ubuholi besibhedlela iDundee Provincial, eDundee, ngobudedengu osola ukuthi buholele ekushoneni kwelungu lawo, uNkk Martha Mlangeni.

time to read

1 mins

February 19, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Owama-piano uxwayisa amantombazane ‘ngamaqili asemadolobheni’

UMCULI wama-piano okwabangaconsi phansi kule ndima, uNobantu Vilakazi usedalule ukuthi ukuzela impilo yasedolobheni ngobuso nokujaha izinto eziza kalula ngenye yezinto ezilimaza abantu besifazane, ikakhulu amantombazane asuke efika edolobheni.

time to read

1 min

February 19, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size