試す 金 - 無料
Likhulu iqhaza labezindaba ekufuneni iqiniso ekubusweni kwezwe
Isolezwe
|July 08, 2025
ABABANINGI abanaka ukubaluleka kweqhaza labezindaba abasebenza ngokuzimela ezweni lapho inkohlakalo nobugebengu obuhleliwe kudla lubi. Yize noma singazi ukuthi izinsolo ezichaywe wuKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, ngokudungeka kwesiphoyisa empini yokulwa nobugebengu nezidakamizwa, zizofika kuphi, kodwa akukho ukungabaza ukuthi imithombo yezindaba inendima enkulu eyiklamayo ekuvezeni ukubola ezinhlakeni ezisingethe izwe.
-
Ukuba abemithombo yezindaba bazithambisa ngesikhathi esesaziwa njengeState Capture, ngabe awaziwa muntu amahlazo agilwa yiziphathimandla kuhulumeni nasezinkampanini zakhe. Ngaphandle kokubelesela kwezintatheli ezindabeni ezithinta ukusetshenziswa kwemali budedengu ophikweni lwezobunhloli, hleze izwe ngabe alibikelwa muntu ngalokhu.
このストーリーは、Isolezwe の July 08, 2025 版からのものです。
Magzter GOLD を購読すると、厳選された何千ものプレミアム記事や、10,000 以上の雑誌や新聞にアクセスできます。
すでに購読者ですか? サインイン
Isolezwe からのその他のストーリー
Isolezwe
UMaKhwela uphawula ngokufika esithenjini sakwaMseleku
UNKOSIKAZI wesihlanu kaMusa Mseleku uSamkelisiwe Khwela osephumele obala okokuqala ngokungena esithenjini nokugqama ohlelweni uThando Nesithembu
1 min
February 26, 2026
Isolezwe
Kukhalwa ngedimoni esikoleni 'esinothisha ababhubhisa abafundi ngocansi'
BAVUTHA bengabaselwe abazali babafundi besikole saseMgababa, uMnganiwakhe High, bekhala ngedimoni lothisha abasolwa ngokuzitika ngocansi nabafundi.
2 mins
February 26, 2026
Isolezwe
Ugcine emxolelile uyise obengayizwa eyokumngcwaba
LUGCINE lugobile uphondo, wamngcwaba uyise owesilisa waseCopesville, eMgungundlovu, kulandela ukushaya phansi ngonyawo isikhathi eside ethi ngeke amngcwabe.
1 mins
February 26, 2026
Isolezwe
USbahle ukhathazwa abasamgcona ngokulimala kwakhe
UKHALA ngabantu abasaqhubeka nokuyigcona ngokulimala kwayo engozini yemoto indodakazi kaSbusiso Mpisane, uSbahle, eyaba sengozini yemoto eyayishiya ilimele kabi
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Odilikajele kwabanquma umuntu uqhoqhoqho ngebhodlela
BAPHELELWE amagama abesilisa ababili baseNanda ngesikhathi iNkantolo yesiFunda yaseNtuzuma ibagixabeza ngesigwebo sikadilikajele umuntu ngamunye ngecala lokunquma owesilisa uqhoqhoqho.
1 mins
February 25, 2026
Isolezwe
Kusolwa uXaba ngokuba nesandla sensimbi ezinganeni
Kusolwa uVJ Xaba ngokuba nesandla esingafani ezinganeni zakhe njengoba abaningi bemgxeke ngokungaphathi kahle enye yamadodana akhe uNdu esiqeshini sakamuva
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Utholwe elenga nezidumbu zamadodakazi owesilisa waseVerulam
KUSOLWA ukuthi uqale wabulala amadodakazi akhe amabili eneminyaka engu-4 nengu-7, owesilisa (37) waseVerulam, eThekwini, yena wase ezikhunga.
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Kuphela ukuqagela ngabaqhathwe kumaMetro FM Music Awards
NAPHEZU kokuthi amaqembu ezepolitiki ezwakalise ukukhathazeka ngoxhaso luka-R20 million lwamaMetro FM Music Awards eThekwini nonyaka, amalungiselelo ayaqhubeka njengoba ngoLwesine kuzomenyezelwa abaqokiwe.
1 min
February 24, 2026
Isolezwe
Indodana kasomatekisi (33) ecaleni lokudlwengula nokukhulelisa ona-14
SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.
2 mins
February 24, 2026
Isolezwe
Bafe olwembiza bethola isidumbu sikathishanhloko
BAKHUNGATHEKILE ngokufa kukathishanhloko wesikole iMbonambi Primary, KwaMbonambi, okuvela ukuthi utholwe eshe wangqongqa emotweni yakhe ngoMgqibelo.
1 mins
February 24, 2026
Listen
Translate
Change font size

