試す 金 - 無料
Usomabhizinisi osemkhankasweni wokufukula intsha yasemakhaya usengene emafilimini
Isolezwe
|June 30, 2025
KUSEQHULWINI kusomabhizinisi waseThelezini, eNquthu, uMnuz Manzini Zungu ukufukula impilo yabantu basemakhaya ngezindlela ezahlukene.
UZungu uveze ukuthi usengene shi nasemkhakheni wokuqondisa amafilimu nokuvula inhlangano engenzi nzuzo, izitolo kanjalo nasemculweni.
"Zonke lezi zinto zigxila ekulekeleleni abantu abasha ikakhulu labo abavela emakhaya," usho kanje.
UZungu unenkampani iSpar Pacina Retail, kwiNetflix unefilimu yopopayi angumqondisi wayo ethi uShaka Inkosi Yamakhosi futhi wakhiqiza incwadi ngefilimu efanayo. Uphinde abe nenhlangano engenzi nzuzo nathi ngayo usiza emiphakathini ehlukene iManzini Zungu Foundation.
Njengoba esezinze eGoli, uthe ukuba nombono bese efuna ukufeza amaphupho kungashintsha izimboni eziningi nemiphakathi ehlukene kuleli.
Uthe usemkhankasweni wokufukulwa kwabantu basemakhaya ikakhulukazi abantu abasha. "Sinezinhlelo ezehlukene zokulekela abantu abasha. Sibalekelela ngoba siyakuqonda ukuthi izwe lidinga abantu abasha ukuze libe nenqubekela phambili," usho kanje.
Ekhuluma neSolezwe uveze ukuthi yena kumsizile ukukhuliswa ugogo nomkhulu ngoba kumenze wafuna izinto akhula engenazo.
このストーリーは、Isolezwe の June 30, 2025 版からのものです。
Magzter GOLD を購読すると、厳選された何千ものプレミアム記事や、10,000 以上の雑誌や新聞にアクセスできます。
すでに購読者ですか? サインイン
Isolezwe からのその他のストーリー
Isolezwe
Bakhathazekile kubulawa isaguga ebesiwusizo
UHLALELE ovalweni umphakathi waseMandeni kulandela ukubulawa ngesihluku kwesalukazi esineminyaka engu-75, uNkk Busisiwe Nokuthula MaMkhwanazi Ngema, okusolwa ukuthi ushaywe wagencwa esemzini wakhe.
1 min
February 20, 2026
Isolezwe
Basematheni oMarawa noThando Thabethe bebonakala ndawonye
ZISEMATHENI izilomo zosaziwayo uRobert \"Madluphuthu\" Marawa noThando Thabethe ngezizathu ezingahlangene nomsebenzi ezaziwa ngawo.
1 min
February 20, 2026
Isolezwe
Othisha kuthiwa badube ukufundisa bekhala ngamakhamera emakilasini
UPHAZAMISEKE uhlelo lokufunda nokufundisa esikoleni uMkhumbane Secondary, eMayville, eThekwini, ngenxa yesenzo sothisha abawu-20 bakulesi sikole abadube umsebenzi bekhala ngokufakwa kwamakhamera - okusolwa ukuthi afakwe wuthishanhloko wakulesi sikole emagunjini okufundela ukuze kuqine ezokuphepha.
1 min
February 20, 2026
Isolezwe
Umlingisi uphika eyokuthandana nowayengumdlali webhola
UMLINGISI ophinde abe wumculi uNomcebo \"Dot\" Mthethwa usezikhahlele ngazo zombili izindaba zokuthi usothandweni oluvutha amalangabi ngowayengumgadli weKaizer Chiefs neSundowns, uKhama Billiat.
1 min
February 19, 2026
Isolezwe
Kukhalwa ngesibhedlela
UMNDENI wowesifazane waseGlencoe, ukhomba ngenjumbane ubuholi besibhedlela iDundee Provincial, eDundee, ngobudedengu osola ukuthi buholele ekushoneni kwelungu lawo, uNkk Martha Mlangeni.
1 mins
February 19, 2026
Isolezwe
Owama-piano uxwayisa amantombazane ‘ngamaqili asemadolobheni’
UMCULI wama-piano okwabangaconsi phansi kule ndima, uNobantu Vilakazi usedalule ukuthi ukuzela impilo yasedolobheni ngobuso nokujaha izinto eziza kalula ngenye yezinto ezilimaza abantu besifazane, ikakhulu amantombazane asuke efika edolobheni.
1 min
February 19, 2026
Isolezwe
UMakhadzi ululame ngaphambi kwesikhathi ebesilindelekile
ULULAME ngaphambi kwesikhathi abezitshela ukuthi uzolulama ngaso umculi uMakhadzi owalimala engozini yemoto ngoDisemba 31.
1 min
February 18, 2026
Isolezwe
Ukulingisa indawo yoMfundisi sekushintshe impilo yowo Zalo
UKULINGISA indawo yokuba wumfundisi sekushintshe nempilo yomlingisi woZalo, uSimphiwe Majozi, othi usemenywa emasontweni futhi usesondelene noNkulunkulu.
1 mins
February 18, 2026
Isolezwe
Bavele babhocobala begixabezwa odilikajele abasoconga uthishanhloko
INKANTOLO eNkulu yaseMgungundlovu, izolo, ibagixabeze ngodilikajele abesilisa ababili abebethweswe wuMbuso icala lokusoconga uthishomkhulu wasesikoleni sase Hammarsdale, iSikhethuxolo High.
1 mins
February 18, 2026
Isolezwe
Liyathuthumela ikhansela elisinde lidutshulwa
LIYATHUTHUMELA ikhansela le-EFF kuMasipala waseNewcastle, uNksz Ayanda Mkhwanazi, elisinde lidutshulwa.
1 min
February 18, 2026
Listen
Translate
Change font size
