試す 金 - 無料
Kuzohlonishwa uMadala Kunene kuGu Jazz
Isolezwe
|June 25, 2025
KUZOHLONISHWA inkakha ye-jazz, uMadala Kunene, emcimbini wokwethula kabusha kwe-Ugu Jazz Festival oGu Sports & Leisure Centre, eGamalakhe, ngoMgqibelo.
Ugu Jazz lwethulwa kabusha ngemuva kweminyaka emihlanu lwagcina ukwenziwa.
Umhleli womcimbi, uSiyabonga Msomi, uthe amalungiselelo ahamba kahle ngoba bagalile nokufaka itende elisandilinga i-dome, ukuze izethameli zingagodoli.
"Sifuna ukuthi noma ubani ofuna ukuza angabi nenkinga yamakhaza ngoba kuzobe kufudumele ngaphakathi," kusho uMsomi.
このストーリーは、Isolezwe の June 25, 2025 版からのものです。
Magzter GOLD を購読すると、厳選された何千ものプレミアム記事や、10,000 以上の雑誌や新聞にアクセスできます。
すでに購読者ですか? サインイン
Isolezwe からのその他のストーリー
Isolezwe
Uthisha ocula umaskandi ugile izimanga ku-matric
UMCULI kamaskandi obalwa nabahamba phambili kulezi zinsuku, uKhetha \"Maganga Thishela\" Mlotshwa, uhambela phezulu kulezi zinsuku emuva kokuthi isifundo sakhe siphaswe ngo-100%.
1 min
January 16, 2026
Isolezwe
Usizi kothisha abangatohozi beqhinqa emahhovisi oMnyango wezeMfundo
ABIKA usizi othisha abangasebenzi uma bechaza ngesimo abazithola bebhekene naso sokuphela kwesikhathi eside bengaqasheki.
2 mins
January 15, 2026
Isolezwe
Owokholo ubalisa ngokushona kukazakwabo
NGWAZI yomculo wokholo, uMfu Sam \"Makitaza\" Zondi, ibalise ngokudlula emhlabeni kukazakwabo uNoxolo \"Before\" Biyela weMvuselelo Yesizwe.
1 min
January 15, 2026
Isolezwe
Ochaze uBig Zulu kwiLast Dance akaphoxanga naku-matric
IPHASE ngamalengiso intokazi egeze ubebebe womrepha uBig Zulu nezithameli kwiLast Dance Music Experience eRoyal Showgrounds eMgungundlovu, ngoNcibijane, u-Akhona Msimango.
1 min
January 15, 2026
Isolezwe
KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith
KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing
SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa kaTshatha
BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi woKhozi FM, uKhathide \"Tshatha\" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Umaskanda uyokwenza izifundo zobunjiniyela
NKOLELO yokuthi umaskandi wumculo wabantu abangancwadile sekuyinto yayizolo.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric
SAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.
1 mins
January 13, 2026
Isolezwe
Lehlile okungayephi izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele
LITHE ukwehla kancane izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele.
1 min
January 13, 2026
Listen
Translate
Change font size
