試す 金 - 無料
URassie ucacise ngekusasa likaKolisi kumaBokke
Isolezwe
|June 20, 2025
UBONA besazoqhubeka nokumsebenzisa endaweni ejwayelekile eqenjini lesizwe ukaputeni, uSiya Kolisi, umqeqeshi weqembu lesizwe lombhoxo labesilisa, uRassie Erasmus.
UKolisi, ojwayele ukuyibamba kunombolo 6, endaweni ye-flank, usedlale izinyanga kunombolo 8 selokhu umqeqeshi weHollywoodbets Sharks, uJohn Plumtree, aqala ukumbophela kule ndawo emdlalweni we-United Rugby Championship ngo-Okthoba, nyakenye.
UKolisi nozakwabo bamaBhokobhoko basekhempini lapho belungiselela khona umdlalo wokuvula isizini ka-2025, abazowudlala namaBarbarians e-DHL Cape Town Stadium, ngoJuni 28.
"Ngiyethemba ukuthi (uKolisi) uzodlala," kusho u-Erasmus emamatheka ngesikhathi ebuzwa ukuthi uhlela ukumsebenzisa kuphi uKolisi eqenjini lesizwe kulo nyaka.
このストーリーは、Isolezwe の June 20, 2025 版からのものです。
Magzter GOLD を購読すると、厳選された何千ものプレミアム記事や、10,000 以上の雑誌や新聞にアクセスできます。
すでに購読者ですか? サインイン
Isolezwe からのその他のストーリー
Isolezwe
Kuhlehle icala ngezinsolo zokudedelwa ngoshwele kwababoshelwe owe-e-hailing
LIHEHLISELWE uLwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli bakhe.
2 mins
June 15, 2026
Isolezwe
Kugqame ubuhle bokuthandana kowe-picnic yezinkondlo
UMYALEZO wobuhle bothando, wubumgoka bokuthandana ngokweqiniso nokusebenzisa izindlela namasu okwehlukene ukukhombisana uthando - iyona ndikimba egqame kakhulu emcimbini wobuciko obuqala ukwenzeka nonyaka iGubhela & Friends Poetry Picnic.
1 mins
June 15, 2026
Isolezwe
USiya uhlonipha isipho ngengoma ayenze noKhuzani
I KHULUMA ngesipho esiyimpilo nezingqinamba ezihlukene abantu abaningi abadlula kuzo empilweni uma beya bekhula, ingoma ethakaselwe abaningi ezinkundleni zokuxhumana kaSiya Ntuli noKhuzani Mpungose.
1 min
June 15, 2026
Isolezwe
Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini
UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Umunwe ukhomba eduze ngodukile
USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli
SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades
IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta
UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingane iphuze i-energy drink yashona
UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.
1 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!
SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).
1 min
June 11, 2026
Listen
Translate
Change font size

